NGENXA KA JESU KRISTU ESIMKHOLWAYO UMOYA ONGCWELE UHLALA KITHI MANJE
Judges 15:14
Lapho efika eLehi, amaFilisti amhlangabeza ekhamuluka; uMoya kaJehova wafika kuye ngamandla, izintambo ezazisezingalweni zakhe zaba njengefilakisi elishiswe ngomlilo, nezibopho zakhe zancibilika, zasuka ezandleni zakhe.
Isaiah 45: 5
• Mina nginguJehova, akakho omunye; ngaphandle kwami akakho uNkulunkulu; ngiyakubhincisa ungakangazi.
• NGUNKULUNKULU OPHILAYO LONA ESIMKHONZAYO
• NGUYE UNKULUNKULU KUPHELA KAKHO OMUNYE
• UNKULUNKULU UHAMBA NATHI
• UKITHI ENGU MOYA ONGCWELE
• IMIZIMBA YETHU ILITHEMPELI LAKHE
• UHLALA KITHI
• SILALA NAYE
• SIVUKA NAYE
• SIHAMBA NAYE
• UHLELEMBA AMAGEBHUGEBHU ASENDLENI ESIHAMBA KUYO
• NGABE ASIKHO LAPHO SIKHONA UKUBA UJEHOVA AKEKHO KITHI
• AKEKHO EDUZE KWETHU KODWA UKITHI
• HE INDWELS US
• IMPI ESIBHEKENE NAYO INKULU KODWA ESIMKHONZAYO MKHULU KUNEMPI EPHAMBI KWETHU
• UNKULUNKULU ESIMKHONZAYO WAPHULA IZIVALO USATHANE AVALE NGAZO IKUSASA LETHU NEMPUMELELO YETHU
• SISEMPINI ESINGEKE SIYILWE SIYINQOBE NGAPHANDLE KUKA NKULUNKULU
• UJEHOVA WAPHULA IZIVALO EZIQINILE ZETHUSI USATHANE ABEVIMBE NGAZO IKUSASA NE MPUMELELO YETHU
• UNKULUNUNKULUN OKITHI UYADLOVA UYADLUBULUNDELA UKUZE THINASONKE SIPHILE
• USATHANE UYAVALA UKUZE SINGANGENI SITHOLE UKUPHILA KODWA NGO JESU SIYADLOVA SIPHILE
• LAPHO KUVALWE KHONA UJEHOVA OKITHI UYAVULA
• SINGENA SIPHULUKISIWE
• SINGENE SISINDISIWE
• NGOKUKHOLWÀ SIYAYIBONA IMPUMELELO YETHU
• INYAMA YETHU ITHI ANGEKE SIPHUMELELE
• KODWA OKITHI UTHEMBISILE
• SALVATION IS OURS
• SESINQOBILE
• SINGABANQOBI
• UNKULUNKULU OHAMBA NATHI UNQUMA IMIGOQO YENSIMBI
• UNKULUNKULU UYANQUBAMA IMIGOQO NEZIFUNGO EZIBHEKISWE KITHI USATHANE
• GOD IS TURNING DEFEAT INTO VICTORY
• NGOJESU OVUKILE WE ARE VICTORIOUS
• SIPHILA SENGANI USATHANE SEWAFA ,KANTI UKHONA
• UNKULUNKULU OKITHI UNAMANDLA KUNOSATHANE
• ITHI ISHISHA IMPI SITHI WENA JEHOVA UNATHI
• AMANDLA AKHO NKULUNKULU AKITHI
• SITHI NGEKE UPHUMELELE SATHANE
• THINA SINGABA
KHETHIWEYO
• SINGABA
GCOTSHIWEYO BAKA NKULUNKULU
• UNKULUNKULU WETHU UYASITHANDA
• UYASIVIKELA
• WE ARE THE ELECT ISIZWE ESINGCWELE
John 3:16
“Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.
• WE ARE SPECIAL TO OUR GOD
• WE ARE A PERCULAR NATION
• ISIZWE ESAHLUKILE
• ISIZWE ESIZO PHILA NONKULUNKULU INGUNAPHAKADE
• UNKULUNKULU OKITHI UNOKUPHILA OKUPHAKADE
• AKEKHO OMUNYE UNKULUNKULU OSENHLIZIYWENI YETHU
• UNKULUNKULU OPHILAYO KUPHELA
• USAMSONI WEHLELWA NGAMANDLA KAMOYA ONGCWELE WAKWAZI UKULWA IZIMPI EZINKULU WAZI NQOBA
• NATHI SIHAMBA SINGABANQOBI NGOBA UKRISTU UMNQOMILE OMUBI
• SINGABA
NQOTSHELWE NGU JESU KRISTU
• KITHINA UMOYA ONGCWELE UHLALA EKHONA NJALO
• UJESU KRISTU USIPHILE MOYA ONGCWELE UKUBA AHLALE KITHI
• UMOYA ONGCWELE UNATHI FOREVER
• FOREVER WE ARE THE KINGDOM OF GOD
• THINASONKE SIWUMBUSO KANKULUNKULU OMI INGUNAPHAKADE
Revelation 1:6
nowasenza sibe ngumbuso nabapristi kuNkulunkulu uYise, kuye makube yinkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.
Romans 8: 38-39
Ngiyakholwa ukuthi nakufa, nakuphila, nazingelosi, nababusi, nakho okukhona, nakho okuzayo, namandla, nakuphakama, nakujula, nanto enye edaliweyo akuyikuba namandla okusahlukanisa nothando lukaNkulunkulu olukuKristu Jesu iNkosi yethu.
• NOMA KUPHI LAPHO SIKHONA UMOYA ONGCWELE UNATHI
• ASESABI LUTHO
• INTO EYAYENZA U SAMSONI ANGAWESABI AMA FILISTI UKUTHI
• WAYEMAZI OWEHLELE KUYE
• NATHI UMA SIMAZI UNKULUNKULU OKITHI SIYANQOBA KWAMANJE
• SIHLALA SIVIKELWE NGOBA YENA UKITHI NJALO UBUSUKU NEMINI
• USAMSONI WAYAZI UKUTHI UHAMBA NAMANDLA KA MOYA ONGCWELE
• KWAKUNGEKHO OZOKUMA PHAMBI KWAKHE
• UNKULUNKULU WAFIKA NGAMANDLA KUSAMSONI EBHEKENE NEMPI YAMA FILISTI
• NAMHLANJE UNKULUNKULU UHLALA KITHI NJALO NGENXA KA KRISTU ESIMKHONZAYO
• THINA SIBHEKENE NEMPI KASATHANE
• SIYINQOBILE NGO KRISTU
• UKRISTU USICELELE UKUBA UNKULUNKULU ASILETHELE UMOYA ONGCWELE
• UMOYA ONGCWELE UFIKILE UKITHI LAPHO SAMUKELA UJESU EBA YINKOSI NOMSINDISI WETHU
• USAMSONI WAYEKHOLELWA KULAMANDLA ABEKUYE
• WATHATHA UMHLATHI WEMBONGOLO OSEMUSHA AZI UKUTHI UHAMBA NOMOYA ONGCWELE WABULALA NGAWO AMA FILISTI ANGU 1000
Judges 15: 15-16
• Wafumana umhlathi wembongolo osemusha, welula isandla sakhe, wawuthatha, wabulala ngawo abantu abayinkulungwane. Wathi uSamsoni: “Ngomhlathi wembongolo ngibulele inqwaba, yebo, izinqwaba ezimbili, ngomhlathi wembongolo abantu abayinkulungwane.”
•
• USAMSONI WAYAZI UKUTHI UNKULUNKULU OKUYE UNAMANDLA
AMAKHULU
• NGUYE NAMANJE LONKULUNKULU
OKITHI
• WEHLA KU SAMSONI WANQONA
• KITHINA AKEHLI KODWA UHLALA KITHI
• SINQOBA NGAYE USUKU NOSUKU
• AKUKHO LAPHO SINQOTSHWA KHONA NGOBA UMOYA ONGCWELE UHLALA KITHI
• SIHAMBA NAYE
• SILALA NAYE
• SIVUKA NAYE
• SIPHILA SONGABANQOBI
• NJENGOBA SIKHOLWA NGU JESU KRISTU SITHOLA ILUNGELO LOKUTHI UNKULUNKULU AHLALE KITHI ON PERMANENT BASIS
• WE HAVE THE RIGHT TO BECOME THE CHILDREN OF GOD
John 1:12
Kepha bonke abamamukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu, labo abakholwa egameni lakhe,
• BAZALWANE ASIKWAZI UKUHAMBA SODWA
SIBE SINGABANTWANA BAKA NKULUNKULU
• ASIKWAZI UKUNQOTSHWA NGUSATHANE SIHAMBA NAMANDLA EZULU
• SILINYAZWA UKUNGAZI UKUTHI SIHAMBA NOBANI EMPILWENI YETHU
• UKUZAZI UKUTHI SINGUBANI KUSIQHATHA NEZITHA
• NAMHLANJE SIYAZI
• UNKULUNKULU UZAMBULILE KITHI NGO MPHOSTOLI SM MYENI
• ASIHAMBE NGOKWAZI UKUTHI SIHAMBA SIVIKELWE
• SINQOBILE
• WE HAVE SEEN THE MANIFESTATION OF THE PRESENSE OF GOD IN US ( 08 APRIL 2023)
• SESIYAZI UKUTHI SINO NKULUNKULU
• GOD IS WITH US FOREVER
• ABAZALWANE KWI TESTAMENTE ELIDALA BABEMKHOLWA UMOYA ONGCWELE
• UMA BESEMPINI BEBENQOBA NGONKULUNKULU OFIKILE KUBO
• KITHI UHLALEKHONA
• SUKUMA ULWE NGO KRISTU USUNGONQOBILE VELE
• THINA UMOYA ONGCWELE UHLALA KITHI NJALO
• AKUKHO LAPHO SIHAMBA KHONA WITHOUT THE POWER OF THE HOLY SPIRIT
• NGAKHO KE KUFANELE SIHAMBE NGOKUCOPHELELA
• SAZI UKUTHI UMOYA ONGCWELE UKITHI
• SIZITHIBE SIZIHLAMBULULE
• SINGAHLALI ESONWENI SO THAT WE GARANTEE OUR PERFECT WALK WITH GOD
• SINGAMCIMI UMOYA
• UMA SICIME UMYOYA NGESONO AMANDLA ETHU OKUNQOBA AKHONA KODWA AYAPHAZAMISEKA
• UMA SIPHENDUKA ESONWENI UNKULUNKULU UYASIBONA
• UYASIZWA
• UYASITHETHELELA NGENXA KA JESU KRISTU
John 14:16 – 17
Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini.
NgokukaJohane
• UMDUDUZI WETHU
UMOYA ONGCWELE UKITHI
• UDAVIDE WAYEHAMBA NGE SIBINDI NGOBA WAYAZI UKUTHI AKAHAMBI YEDWA
• UHAMBA NOMOYA ONGCWELE
• KWAMANJE THINA UMOYA ONGCWELE UKITHI
• HAMBA NGESIBINDI UJESU UHLALE EKHONA KUWE
• NAMANJE IKHONA
• UDAVIDE UTHI NOMA NGIHAMBA ESIGODINI SETHUNZI LOKUFA ANGESABI OKUBI NGOKUBA WENA UNAMI
• UDAVIDE WABE AZI UKUTHI UHAMBA NO MOYA ONGCWELE
Psalms 23:4
Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.
• THINA BAZALWANE SINOMBUTHO WONKE WEZOKUVIKELA WASEZULWINI OKITHI
• AYIKHO INDLELA USATHANE ANGASINQOBA NGAYO NJENGOBA UNKULUNKULU EHLALA KITHI NJALO NOW AND FOREVER
• IBHAYIBHELI LITHI MKHULU ONGAKITHI KUNALOWO OSEZWENI
• GREATER IS HE WHO IS IN US THAN THE ONE WHO IS IN THE WORLD
1 John 4:4
NingabakaNkulunkulu nina bantwanyana, nibahlulile, ngokuba lowo okini mkhulu kunaye osezweni.
• UJESU KRISTU AKASABI MUNTU NGOBA UYAMAZI OKUYE UKUTHI MKHULU KUNALOWO OSEZWENI
John 16:32-33
Bhekani, isikhathi siyeza, yebo, sesifikile sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngingedwa; nokho angingedwa, lokhu uBaba unami. “Lokho ngikukhulume kini ukuba nibe nokuthula kimi. Ezweni niyakuba lusizi, kepha yimani isibindi, mina ngilinqobile izwe.”
• NATHI ASISODWA
• SINO JESU KRISTU
• UJESU ULINQOBILE
IZWE
• GOD IS THE HOLY SPIRIT WHO IS INDWELLING OUR BODIES
• UMA SIKHOLWA NGU JESU, SINO MOYA ONGCWELE KITHI
• UMOYA ONGCWELE UHLELI KITHI INGUNA PHAKADE
• KWI OLD TESTAMENT UMOYA ONGCWELE UBEFIKA KUBANCWELE ABUYE AHAMBE
• UMA UMOYA ONGCWELE EFIKILE UBEFIKA KUBANCWELE ABAPHE ANDLA OKWENZA IMISEBENZI YAMANDLA BANQOBE IZIMPI ZABO
• UMOYA ONGCWELE UBENGAHLALI KUMUNTU NJALO NJENGOBA EHLALA KITHI
• NGENXA KA KRISTU KITHI UMOYA ONGCWELE UHLALE KHONA
Psalms 51:11
Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho oNgcwele.
• UJESU USITSHELA UKUTHI
• UMOYA ONGCWELE UHLALA NATHI
• UHLALA KITHI
John 14:17
uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini.
1 Corinthians 6:19-20
Kepha anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele okinina, enimamukele kuNkulunkulu, nokuthi anisibo abenu na? Ngokuba nathengwa ngenani elikhulu. Ngakho-ke mbongeni uNkulunkulu emzimbeni wenu.
• THINASONKE ESIKHOLWA NGUJESU SINOMUNTU WESITHATHU KA NKULUNKULU OZIQU ZINTATHU
• SINO MOYA ONGCWELE NGAPHAKATHI KITHI
• UMA UMUNTU AMUKELA UJESU KRISTU NJENGE NKOSI NOMSINDISI,
• UMOYA ONGCWELE “ IMMEDIATELY” UNIKEZA LOWO OKHOLWA NGU JESU KRISTU UKUPHILA KUKA NKULUNMULU
• UMUNTU UYASINDISWA
• UMNIKA UKUPHILA OKUPHAKADE
• UKUPHILA OKUPHAKADE KUYI NATURE KANKULUNKULU
• INATURE KANKULUNKULU YEDLULISELWA KULOWO NALOWO OKHOLWA YINKOSI UJESU
• UMUNTU UBA NOKUPHILA OKUPHAKADE NJE NGONKULUNKULU
• NGUNKULUNKILU KUPHELA ONOKUPHILA OKUPHAKADE
• NATHI SIBA NAKHO NGOKUKHOLWÀ NGU JESU KRISTU
Titus 3:5
wasisindisa kungengamisebenzi yokulunga esayenzayo thina kepha ngokwesihawu sakhe ngesigezo sokuphindukuzalwa nokwenziwa sibe basha ngoMoya oNgcwele,
2 Peter1:3-4
Njengokuba amandla akhe obuNkulunkulu esinikile konke okuqondene nokuphila nokumesaba uNkulunkulu ngokumazi yena owasibiza ngenkazimulo nobuhle bakhe, esiphiwe ngakho izithembiso eziyigugu nezikhulukazi, ukuze ngazo nibe ngabahlanganyeli nesimo sobuNkulunkulu, nibalekele ukubhubha okusezweni ngezinkanuko,
1Peter 1:4
Makabongwe uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Kristu owabuye wasizala kabusha ngokwesihawu sakhe esikhulu ukuba sibe nethemba eliphilileyo ngokuvuka kukaJesu Kristu kwabafileyo, sibe nefa elingapheliyo, nelingenasisihla, nelingabuniyo, eniligcinelwe ezulwini
Leave a comment