UKUSINDISWA

UKUSINDISWAPsalms 49:7-9
Umuntu angemhlenge umfowabo, angemnike uNkulunkulu ihlawulo ngaye. Ngokuba ukuhlengwa komphefumulo wabo kubiza kakhulu; akunakuphela nanini ukuba aphile njalo, angaboni ukubola.
Psalms 51:1‭-‬5‭, ‬9‭-‬11 ‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬
Ngihawukele, Nkulunkulu, ngokomusa wakho; yesula iziphambeko zami ngokobubele bakho obukhulu. Ngigezisise ebubini bami, ungihlanze esonweni sami. Ngokuba ngiyazazi iziphambeko zami; isono sami siphambi kwami njalo. Ngonile kuwe wena wedwa, ngakwenza okubi emehlweni akho, ukuze uthiwe ulungile ekukhulumeni kwakho, uchache ekwahluleleni kwakho. Bheka, ngazalelwa ebubini, umame wangithabatha esonweni. Fihla ubuso bakho ezonweni zami, wesule zonke izenzo zami ezimbi. Nkulunkulu, dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo, uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami. Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho .
• IZONO SOMUNTU ZIDINGA UKUSULWA ZIPHELE KUMUNTU
• AKUFANELE UMUNTU AZE AYOFIKA PHAMBI KUKA
NKULUNKULU ENEZONO EZINGATHETHELELWE UJESU KRISTU EKHONA
• ISIJEZISO SESONO SIBI SIKHULU
• SINOKUKHALA NOKUGEDLA KWAMA ZIMAZINYO
• UMUNTU ANGEMSINDISE UMFOWABO
• NAYE FUTHI ANGEZISINDISE OLAKENI LUKA NKULUNKULU OLUKHONA KWAMANJE NOLUZAYO
• UMA UMUNTU ENGAKHOLWA FUTHI ENGAMETHEMBI UJESU ULENGELWA LULAKA LUKA NKULUNKULU PHEZU KWAKHE
• UMUNTU ONGAMAMUKELE UJESU KRISTU UYISITHA SIKA NKULUNKULU
• OWAMUKELA UJESU KRISTU NJENKOSI NOMSINDISI UNGUMNTWANA KANKULUNKULU NGOKUPHELELE
• AYIKHO INKOKHELO UMUNTU ANGAYINIKA UNKULUNKULU, UKUZE AMTHETHELELE
• ANGAMAHLULELI NGOMHLA WOKUPHELA
• ISONO SOMUNTU SIHLALA SISEMEHLWENI KAJEHOVA
• FUTHI SISEMEHLWENI AKHE UMUNTU
• KUBIZA KAKHULU UKUSINDISA UMUNTU ESONWENI SAKHE
Psalms 49:8
Ngokuba ukuhlengwa komphefumulo wabo kubiza kakhulu; akunakuphela nanini
• YINGALESISIZATHU – KE KUFANELE UMUNTU WONKE EMHLABENI AKHOLWE NGU JESU KRISTU
• UJESU NGUYE KUPHELA OMISWE NGU NKULUNKULU UKUTHI UMA SIKHOLWA NGUYE FUTHI SIMETHEMBA YENA YEDWA IZONO ZETHU ZITHETHELELWE
• ISONO SINEQHAZA ELIBI EKUCEKELENI PHANSI IMPILO YOMUNTU
• MKHULU UMONAKALO ODALWA YISONO EMPILWENI YOMUNTU
• EMPELENI ISONO SIYAKWAZI UKUHLUKANISA UMUNTU NOMDALI WAKHE
• UMUNTU ONGENABO UBUDLELWANA OBUHLE NONKULUNKULU,NGENXA YESONO ESINGATHETHELELWE,UFILE KUMOYA
• NGISHO
UMUNTU ANGAPHILA ENYAMENI,
KODWA KUMOYA UFILE NGENXA YESONO ESINGATHETHELELWE
• UMUNTU ONGAKHOLWA NGU JESU KRISTU, UPHILA ENGENAKHO UKUTHULA NOKUPHILA OKUPHAKADE
• THINASONKE SINGABAKA UNKULUNKULU
• UNKULUNKULU WETHU UPHILA INGUNAPHAKADE
• NAYE UMUNTU KUFANELE APHILE INGUNAPHAKADE KUMOYA
• KODWA UMUNTU UFILE KU MOYA UMA ENGAKHOLWA NGU JESU KRISTU
• NGUJESU OKWAZI UKUNQOBA ISONO EMPILWENI YETHU SONKE
• UMA ISONO SINGATHETHELELWE AKUKHO UKUPHILA OKUPHAKADE
• UNKULUNKULU UNGCWELE
• AKASIFUNI NGEMPELA ISONO
• UMUNTU UNESONO KWASE
KUZALWENI KWAKHE
• ISONO SENZA UMUNTU ABE WITHOUT GOD EFIKA NJE EMHLABENI
• AND FOR LIFE UMUNTU IS GODLESS UMA ISONO SINGATHETHELELWE.
• THIS IS THE POWER OF SIN
• IMPILO YOMUNTU YONKE INESONO,AS LONG AS ENGAKA THETHELELWA IZONO ZAKHE
• YINGAKHO IBHAYIBHELI LITHI UKUHLENGWA KOMPHEFUMULO WOMUNTU KUBIZA KAKHULU
• AKUKHO LUTHO OLUNGENZIWA NGUMUNTU NGOKWAKHE UKUZE ASINDISWE, ASUSE ISONO SAKHE EMPILWENI YAKHE
• UKUSINDISA UMUNTU KUDINGA YENA UNKULUNKULU KUPHELA
• UNKULUNKULU UQAMBE ISU AZOSINDISA NGALO UMUNTU EZONWENI ZAKHE
• LELISU LINGU JESU KRISTU ONGENASO ISONO
• ISONO UMUNTU SIMSHIYA ENGENAYE UNKULUNKULU
• AYIKHO INTENGO, I PRICE, ENGAKWAZI UKUTHENGA UMUNTU UKUZE KUTHIWE USENGUM
NTWANA KA NKULUNKULU
• UKUHLANZWA KOMUNTU KUYABIZA IMPELA
• UBANI KANTI ONGASISIZA UKUZE SIBUYISANE NOMDALI WETHU,SITHETHELELWE UBUBI BETHU NA ?
• IMPENDULO ITHI KUDINGEKA IGAZI,FUTHI HHAYI NOMA YILIPHI IGAZI.
• KUDINGEKA IGAZA LAKHE UQOBO UNKULUNKULU
• ISONO SINAMANDLA.
• ALIKHO IGAZI ELINGA KWAZI UKUQEDA ICALA LETHU KUNKULUNKULU
• KUBIZA UKUTHI UNKULUNKULU APHINDE ASIZALE KABUSHA NGEGAZI LAKHE
John3:3,5,7
UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngokusha, angewubone umbuso kaNkulunkulu.” Waphendula uJesu, wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngamanzi nangoMoya, angengene embusweni kaNkulunkulu. Ungamangali ngokuba ngithe kuwe: ‘Nimelwe ukuzalwa ngokusha.’
• THERE IS NO OTHER WAY ESINGASINDA NGAYO,BUT THE BLOOD OF JESUS
• IGAZI LIKA JESU LIKWENZILE LOKHO OKWEHLULE UMTHETHO NGOBA UNGENAMANDLA NGENXA YENYAMA
Romans 8:1-3
Kanjalo ukulahlwa kwabakuKristu Jesu. Ngokuba umthetho kaMoya wokuphila okuKristu Jesu ungikhululile emthethweni wesono nowokufa. Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni,
• ISONO SENZA KUBE NESIDINGO SOKUTHI UNKULUNKULU EHLE, YENA UQOBO EYINDODANA, AZO SINDISA ABANTU BAKHE EZONWENI ZABO
• UNKULUNKULU UFIKE EMHLABENI WATHOBA UKUZE THINASONKE SIPHAKANYISWE PHAKATHI KWABANTU BONKE
• UNKULUNKULU UFIKE WABA YINYAMA
• WABA YINDODANA YOMUNTU,IKUZE AFE AZUZE IMPILO YETHU
• NGAKHO KE UKUZE UMPHEFUMULO WOMUNTU UHLENGWE APHILE NJALO KUDINGA IGAZI LIKA JESU KRISTU KUPHELA
• WEZA WABA NGUMNTWANA, UJESU KRISTU
• WAVUMA UKUFA ENAMANDLA OKUMQABA UKUFA
KODWA WATHOBA KWAZE KWABA UYAFA UKUZE THINASONKE ESIKHOLWA NGUYE NESIME THEMBAYO SIPHAKANYISWE SIBIZWE NGABANTWANA BAKA NKULUNKULU
• NJENGA MANJE UJESU USENGUMSI NDISI WETHU
• UNGUMTHETHELELI WETHU
• UMA ESEBUYA NGE SECOND COMING UJESU UZOKUBA ESENGU MEHLULELI WALABO ABANGA KHOLWA NGUYE
• UZOKUBE ESEFAKA ESIHOGWENI
• ENGASATHETHELELI MUNTU
• IGAZI LIKAJESU LISISA ISONO SOMUNTU PHANSI NEZIPHANDE ZASO
• UKUZE UMUNTU AMUKULEKE KUNKULUNKULU
• LENZA UMUNTU OBEFILE APHILE
• UKUKHOLWA NGU JESU KRISTU IYONA NDLELA KUPHELA EBEKWE NGU NKULUNKULU EKWAZI UKUSUSA ISONO SOMUNTU EMPILWENI YAKHE
• THERE IS NO WAY WE CAN RECEIVE OUR SALVATION FROM GOD EXCEPT BY FAITH IN JESUS CHRIST
• INSINDISO SIYAYIPHIWA “ PHI “ NGUNKULUNKULU
• AKUKHO LUTHO NOLUNCANE THINA “ IN RETURN “ OKUFANELE SILUNIKE UNKULUNKULU UKUZE SISINDISWE.
• UKUPHILA OKUPHAKADE ( INSINDISO) KUYISIPHO SOMUSA ESIVELA KUNKULUNKULU
• UNKULUNKULU USIPHILE UKUPHILA OKUPHAKADE “ BEFORE THE FOUNDATION OF THE EARTH”
• UMHLABA UDALWA NJE THINA SESIVELE SESIPHIWE ISIPHO SOMUSA,INSINDISO NGO KRISTU
• UKUKHOLWA NGU JESU KRISTU IYONA NDLELA KUPHELA ESIMUKELA NGAYO OUR SALVATION
• NO FAITH IN JESUS CHRIST,NO SALVATION
Ephesians 1:3-14
Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ezulwini kuKristu ngesibusiso sonke sokomoya, njengalokho asikhethela kuye ngothando ngaphambi kokusekelwa kwezwe ukuba sibe ngcwele, singabi nakusolwa phambi kwakhe; wasimisela ngaphambili ukuba sibe ngabantwana kuye ngoJesu Kristu, njengalokho kwaba kuhle kuye ngentando yakhe, ukuze kutuswe inkazimulo yomusa wakhe asiphe wona ngesihle ngaye oThandiweyo; esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe awuvamisa kithi ngakho konke ukuhlakanipha nokuqonda, esazisa imfihlakalo yentando yakhe njengokuzibonela kwakhe azimisela khona ngaphambili, kuze kube yihlelo lokuphelela kwezikhathi lokuba kuhlanganiselwe ndawonye kuKristu konke okusezulwini nokusemhlabeni; kuyena esabelwa futhi ifa kuye, esakumiselwa ngaphambili ngokwesimiso salowo osebenza izinto zonke ngokunquma kwentando yakhe, ukuze sibe ludumo lwenkazimulo yakhe, thina esethemba ngaphambili kuKristu; kuye nani esenizwile izwi leqiniso, ivangeli lokusindiswa kwenu, enakholwa nguye futhi, nani nabekwa uphawu olunguMoya oNgcwele wesithembiso oyisibambiso sefa lethu, kube ngukuhlengwa kokungokwakhe, ukuze kutuswe inkazimulo yakhe.
• AYIKHO ENYE INDLELA ESINGASINDISWA NGAYO,YIGAZI LIKA JESU KUPHELA
• IGAZI LIKAJESU UMUNTU LIMHLANZA KANYE APHILE NJALO ANGA BONI UKUBOLA
• IGAZI LIKA JESU KRISTU LAPHALALA KWABA KANYE KUPHELA E CALVARY
• OKOMUNTU WUKUTHI AKHOLWE NGU JESU KRISTU AMETHEMBE YENA YEDWA BESE UMUNTU ESINDISWA
• ATHETHELELWE IZONO ZAKHE
• IGAZI LIKA JESU LENZA UMSEBENZI OPHELELE WOKUSINDISWA KWALOWO OKHOLWA NGU JESU
• KHOLWA NGU JESU UZOSINDISWA
• BONKE ABAKHOLWA NGUYE NABAMETHEMBAYO BATHOLA UKUHLAWULELWA IZONO ZABO
• SIHAMBA NJE SITHETHELELWE
• BEKUFANELE SIJEZISWE NGOKUFA NOBUHLUNGU INGUNAPHAKADE LETHU LONKE KODWA UJESU WALITHWALA ICALA LETHU
Isaiah 53: 4 – 6
Kepha yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kodwa thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe. Yebo, yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sasiphezu kwayo ukuba sibe nokuthula, nangemivimbo yayo siphilisiwe thina. Thina sonke sidukile njengezimvu; yilowo nalowo uphendukele endleleni yakhe; uJehova wehlisela phezu kwayo ububi bethu sonke.
• UJESU KRISTU UYASIHLENGA
• UYASIHLANZA NGEGAZI LAKHE
• UYASISINDISA OLAKENI LUKANKULUNKULU
• SIHLANZIWE
• SISINDISIWE
• UJESU USISINDISILE UKUZE SIPHILE NJALO SINGABONI UKUBOLA EMOYENI
• SINIKWE UMZIMBA OFANA NOKA NKULUNKULU
• UMZIMBA ONGABOLI
• ABAKHOLWA NGUJESU KRISTU NABAMETHEMBAYO NOMA BEFA BAZOVUKA BENGENAKHO UKUBOLA
• SIZOVUKA SEMBETHE IMIZIMBA ENENKAZIMULO KA NKULUNKULU OPHILAYO
• NGENXA YOKUKHOLWA NGUJESU KRISTU SIHAMBA SISINDISIWE
• SIHLENGIWE
• SIKHOKHELWE ICALA LETHU
• SIVELA NGAPHAMBI KUKANKULUNKULU SINOKULUNGA KUKA KRISTU
• ASISADINGI UKUKHOKHA IHLAWULO
• ICALA LETHU SELITHETHIWE
• ICALA SELIPHELILE
• ICALA LISITHETHILE NGENXA KA KRISTU
• WE ARE THE WINNERS
• SINGABANQOBI
• USATHANE SIMNQOBILE NGO KRISTU
• ISONO SETHU SIHLANJULULIWE
• NOMA SIFA SIVUKILE KUMOYA
• UJESU OWASIFELAYO UVUKILE
• UVUKE NATHI
• SIYAPHILA
• UJESU KRISTU UKUNQOBILE UKUFA
• UKUHLENGWA KOMUNTU OKUHLULE YONKE INCEBO EKHONA UKWENZILE YENA NGEGAZI LAKHE
• UJESU KRISTU USIHLANZILE NGEGAZI LAKHE ELACHITHEKA ENGASENZANGA ISONO
• THINASONKE ESIKHOLWA NGUYE SIHAMBA NJE SITHENGIWE NGEGAZI LIKA
• SISINDISIWE

Psalms 49:7-9

  1. UMA USUSINDISIWE
    • UYAKHULULWA EMANDLENI ESONO ,NASE KUGQILAZWENI YISONO
    • ISONO SINGAKWENZISE IZINTO NAWE OTHI UMA UZICABANGA UBE NAMAHLONI NGAZO
    • UMA USUSINDISIWE UMOYA ONGCWELE UHLALA KUWE
    • THE HOLY SPIRIT INDWELLS US
    • HE TAKES PERMANENT RESIDENCE IN OUR BODIES
    • UMOYA ONGCWELE UYASILEKELELA UKUZE SIKWAZI UKUBONA UKU BALULEKA KOKUHLALA SIZIHLAMBULULA NJALO
    • SICELE INTETHELELO KUJESU KRISTU
    • NGENKATHI SISINDISWA SIYAPHENDUKA SISHIYE INDLELA YOHAMBO LOBUMNYAMA NO SATHANE
    • UHAMBO OLUBI OBELUSIYISA ESIHOGWENI SIYAHLUKANA NALO
    • SIQALA INDLELA YOHAMBO LOKUKHANYA NO JESU KRISTU OLUSIYISA EZULWINI
    • UKUKHOLWA NGU JESU KUYASIHLENGA
    • KUYASINDISA UKUZE SINGANGENI EBUHLUNGWINI EBESIZOBUZWA IMPILO YETHU YONKE KA MOYA — ESIHOGWENI.
    UKUKHOLWA KWETHU NGU JESU KRISTU KUYASISINDISA KUSINGENISE EKUJABULENI NASEKUBENI NOKUTHULA IMPILO YETHU YONKE KAMOYA
    Isaiah 53:5
    Yebo, yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sasiphezu kwayo ukuba sibe nokuthula, nangemivimbo yayo siphilisiwe thina.
    • ISIJEZIZO SIFANELE SIBE PHEZU KWETHU
    @£&+/!:’*~•π¶∆}°$€:!?)£@
    • KODWA UNKULUNKUL ISONO SETHU PHEZU KUKA JESU
    • KUNOKUTHI KUFE THINA NGENXA YESONO SETHU KWAFA INDODANA KA NKULUNKULU UJESU KRISTU
    • OKHOLWA NGU JESU KRISTU INDODANA KANKULUNKULU OPHEZU KONKE AKASOBE ABHUBHA, KODWA UZOBA NOKUPHILA OKUPHAKADE
    John 3:16-18.36
    “Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade. Ngokuba uNkulunkulu kayithumelanga iNdodana ezweni ukuba yahlulele izwe, kodwa ukuba izwe lisindiswe ngayo. Okholwa yiyo kahlulelwa; ongakholwa usahlulelwe, lokhu engakholwanga egameni leNdodana ezelwe yodwa kaNkulunkulu. Okholwa yiNdodana unokuphila okuphakade; kepha ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila, kodwa intukuthelo kaNkulunkulu ihlezi phezu kwakhe.”
    • UMA SISINDISWA UJESU UYASITHENGA NGEGAZI LAKHE ASIBUYISE EKUDUKENI KWETHU, SIDUKISWA NGUSATHANE
    • UBUYISA UBUSHA BETHU NJENGO KHOZI,SIBE YISIDALWA ESISHA,OKUDALA KUYADLULA
    • SIQALA IMPILO ENTSHA EMNDENINI KANKULUNKULU,
    UMNDENI OPHILA NONKULUNKULU INGUNAPHAKADE
    Psalms 103:3-5
    yena othethelela zonke izono zakho, owelapha zonke izifo zakho; okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele; osuthisa ukulangazela kwakho ngokuhle, ubusha bakho bubuyiswe njengokhozi.
    • UNKULUNKULU IZONO ZETHU UZITHETHELELA ZONKE NGOBA SIKHOLWA NGU JESU FUTHI SIMETHEMBA YENA YEDWA
    • AKUKHO UKUSINDISWA NGAPHANDLE KOKUKHOLWA NGU JESU
    • AKUKHO UKUTHETHELELWA KWEZONO NGAPHANDLE KUKA JESU
    • ALIKHO IGAZI ESINGASINDISWA NGALO
    • NGELIKA JESU KRISTU KUPHELA
    • UMA SESINDISIWE SIBA YIZIDALWA EZISHA

2 Corinthians 5:17

Kanjalo uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; okwakuqala kudlulile; bheka, sekuvele okusha.
• FUTHI AKEKHO OMUNYE UMUNTU EMHLABENI NASEZULWINI ONGAKWAZI UKUSI HLAWULELA AMACALA ETHU KUNKULUNKULU
• NGU JESU KRISTU KUPHELA
• UJESU UYIMVU YOMHLATSHELO ENIKELWAYO IBENGUMNIKELO NOMHLATSHELO ONGCWELE KUNKULUNKULU UKUZE SITHETHELELWE IZONO ZETHU
1 Peter1:18 -21
nazi ukuthi anihlengwanga ekuhambeni kwenu okuyize enakunikezwa ngawoyihlo ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, kodwa ngegazi elinqabileyo likaKristu kungathi elewundlu elingenacala, elingenabala; owaziwa phakade, izwe lingakasekelwa, kepha wabonakaliswa ngezikhathi zokugcina ngenxa yenu enikholwa nguNkulunkulu ngaye, owamvusa kwabafileyo nowamnika inkazimulo, ukuze ukukholwa kwenu kube nethemba kuNkulunkulu.

• INTENGO YOMPHEFUMULO WOMUNTU IDULA KAKHULU
• UMUNTU ANGEKWAZI UKUZIKHOKHELA YENA UKUZE UNKULUNKULU ATHI AKONANGA
• NAMAGAZI ONKE AHLULEKILE UKWANELISA UNKULUNKULU NGENXA YAMANDLA ESONO
• ISONO UMUNTU SIMAHLUKANINA NO NKULUNKULU COMPLETELY
• KUDINGEKA IGAZI LIKA JESU KUPHELA UKUZE UMUNTU ABUYISANE NONKULUNKULU NGOKUPHELELE
• IGAZI LIKA JESU LIYIGAZI LIKA NKULUNKULU
• IGAZI LOMUNYE UMUNTU BELINGEKE LIKWAZI UKWENZA UMSEBENZI ONGAKA,UKUSISINDISA OLAKENI LUKA NKULUNKULU
• KUYICEBO LIKA NKULUNKULU UKUTHI UKUBUYISANA PHAKATHI KOMUNTU NONKULUNKULU KWENZEKE NGOKUCHITHEKA KWEGAZI LIKA JESU
• ALIKHO ELINYE IGAZI ELIMISWE NGU NKULUNKULU UKUBA SISINDISWE NGALO
• NGELIKA JESU KUPHELA
• UNKULUNKULU UQAMBE ICEBO LOKUTHI UKUZE ISONO SOMUNTU SISULWE SIPHELE SITHI NYA KUDINGEKA IGAZI LIKA JESU KRISTU KUPHELA
• YIGAZI LIKA JESU KUPHELA ELIKWAZI UKWENZA UMUNTU APHILE NJALO ANGABONI UKUBOLA
• UMA UMUNTU ENGAKASINDISWA USENGOZINI YOKUTHI UMA EDLULA EMHLABENI AZITHWALELE YENA ICALA ANALO KUNKULUNKULU
• UMUNTU ONGAKHOLWA NGU JESU KRISTU ICALA LAKHE UZOLITHWALA NGOKUTHI EZWE UBUHLUNGU OBUNGAPHELI ESIHOGENI
• EZOZWA UBUHLUNGU INGUNAPHAKADE
• WONKE UMUNTU UNECALA LWESONO AZALWA NASO
• UNKULUNKULU UNGCWELE AKASIFUNI NHLOBO ISONO
• UMUNTU UZALWA EYISONI ENGAKAQALI NJE UKWAHLUKANISA PHAKATHI KOKUHLE NOKUBI
• NGENXA YOKONA KUKA ADAM NO EVA ENSIMINI YASE EDEN
• NATHISONKE SONILE KAKHULU KUNKULUNKULU
• ICALA LISILAHLILE
• SIFANELWE WUKUGWETSHWA UKUFA INGUNAPHAKADE
• KUSIFANELE UKUZWA UBUHLUNGU OBUNGAPHELI FOR THE REST OF OUR LIVES
• KODWA SIYAMBONGA UJESU KRISTU OFILE ENDAWENI YETHU
• HE BECAME THE SACRIFICIAL LAMB
John 1:29
Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu elisusa izono zezwe.
John 1:36
Ebona uJesu ehamba, wathi: “Bheka, nanto iWundlu likaNkulunkulu.”

• UMUNTU UNGU MOYA
• AKAFI APHELE
• UMA UMUNTU ENGAKHOLWA NGUJESU UZOKUSHA ESIHOGWENI ANGAPHELI
• UZOKUSHA INGUNAPHAKADE
• UZOHLALA EZWA UBUHLUNGU IMPILO YAKHE YONKE
• KODWA OKHOLWA NGU JESU KRISTU AKEZUKUSHA
• UZOPHILA INGUNAPHAKADE
• UZOHLALA EJABULA ENOKUTHULA FOREVER AND EVER
• ULAKA LUKA NKULUNKULU ALUKHO PHEZU KWABANTU ABAKHOLWA NGU JESU KRISTU
• IZONO ZABO ZITHETHELELWE
• BEKUFANELE UKUTHI UMA SIDLULA KULOMHLABA SIYE PHAMBI KUKA NKULUNKULU SIYOQALA UKUDONSA ISIGWEBO SETHU
• KODWA UKRISTU WASIDONSA ISIGWEBO SETHU
• OUR SINS ARE FORGIVEN
• UKUSINDISWA KWETHU KUSHO UKUNQOBA NGO KRISTU
• UKUSINDISWA KWETHU KUSHO UKUKHULULWA KWETHU EMANDLENI ESONO
• ISONO SIKWAZI UKUSIKHIPHELA NGAPHANDLE KOMNDENI KANKULUNKULU
• SIBE NGABANGENAYE UNKULUNKULU
Ephesians 2: 1-2,12-16
Uniphilisile nani emanative ngeziphambeko nangezono zenu, enanikade nihamba kuzo ngokwendlela yaleli zwe, ngokombusi wamandla omkhathi, ongumoya osasebenza kubantwana bokungalaleli, ukuthi ngaleso sikhathi naningenaye uKristu, naningaphandle kombuso ka-Israyeli, naningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, ningenaNkulunkulu ezweni. Kepha manje kuKristu Jesu nina enanikade nikude senenziwe abaseduze ngegazi likaKristu. Ngokuba yena ungukuthula kwethu, owenza kokubili kwaba kunye, nowabhidliza udonga olwahlukanisayo olungubutha, ngenyama yakhe ewenzile ize umthetho wemiyalo esezimisweni ukuba adale kuyena labo ababili babe muntu munye omusha, enze ukuthula, enze futhi ukuba bobabili babuyisane noNkulunkulu emzimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngakho.

• UKUSINDISWA KWETHU KUSHO UKUVIKELWA NGU KRISTU UKUZE SINGAYI EKUBHUJISWENI KWAPHAKADE
• ISONO SIBI
• SINAMAMDLA
• SIYAHILELA
• ASINAWO AMAHLONI
• THINASONKE SIDINGA UJESU KRISTU ONAMANDLA NGAPHEZU KWESONO
2 . UKUSINDISWA KWETHU KUSHO UKUSINDA KUMOYA
• UMOYA WOMUNTU OSINDISIWE AWUBHUBHI INGUNAPHAKADE
• KODWA UPHILA NONKULUNKULU INGUNAPHAKADE
Acts 16:30-31
wabakhiphela ngaphandle, wathi: “Makhosi, ngimelwe ukwenzani ukuba ngisindiswe na?” Bona bathi: “Kholwa yiNkosi uJesu, yikhona uzakusindiswa wena nendlu yakho.”
• UKUSINDISWA KWETHU KUSHO UKUSINDA KOMUNTU KAMOYA
• UKUZE AFE AVUKE APHILE INGUNAPHAKADE NO NKULUNKULU
• UMA NJE UMUNTU ESINDISWA UBESE NGENA EMBUSWENI KANKULUNKULU KWELIKA MOYA
• UMA UJESU EHLWITHA IBANDLA LAKHE BONKE ABASINDISIWE BAYOHAMBA NOJESU
• UMA SIKHOLWA NGUJESU SISINDISWA OLAKENI LUKANKULUNKULU OLUZOKWEHLELA EMHLABENI
• UNKULUNKULU UZOWEHLULELA UMHLABA KABI NGENXA YESONO
• NGENXA YOKUSINDISWA NGE GAZI ULAKA LUKA NKULUNKULU ALUKHO PHEZU KWETHU
• KODWA BONKE ABANGASINDISIWE, ULAKA LUKA NKULUNKULU LUHLALA LUPHEZU KWABO
Romans 5:9
Ngakho kakhulu sesilungisisiwe ngegazi lakhe, siyakusindiswa ngaye olakeni.
• UKUSINDISWA KWETHU NGEGAZI LIKA JESU KRISTU KUYA SISUSA ISONO KITHI
• KUPHINDA KUSUSE ULAKA LUKA NKULUNKULU PHEZU KWETHU

1 Thessalonians 5:9
ngokuba uNkulunkulu kasimiselanga ulaka kepha ukuba sizuze ukusindiswa ngeNkosi yethu uJesu Kristu
• UKUSINDISWA KWETHU KUSENZA SAMUKELE ISIPHO SOMUSA KU NKULUNKULU
• ISIPHO SOMUSA SINGUKUPHILA OKUPHAKADE
Romans 6:23
Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kepha isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu.
• UMA SIBALEKELA UKWAMUKELA UJESU KRISTU, SI ZENZELA THINA UKUTHI IZONO ZETHU ZIHLALE ZISEMEHLWENI KA JEHOVA.
• UNKULUNKULU KUPHELA OKWAZI UKUSUSA IZONO ZETHU,AKEKHO OMUNYE
• NGU NKULUNKULU KUPHELA OKWAZI UKUSISINDISA UKUZE SINGATHOLI ISIGWEBO ESITHOLWA NGUMUNTU ONESONO ESINGATHETHELELWE
• ISIGWEBO, ISIJEZISO NENKOKHELO YESONO UKUFA
Romans 6:23
Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kepha isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu.
• THINASONKE SISINDISIWA NGOKWECEBO LIKANKULUNKULU
• AKUKHO MSEBENZI ESIWENZELE UNKULUNKULU UKUZE ASISINDISE
• KUBE YICEBO LAKHE UKUTHI ASISINDISE
• THINA OKUFANELE SIKWENZE NJE KUNYE KUPHELA
• UKUKHOLWA NGU JESU KRISTU INDODANA KANKULUNKULU
• SIMETHEMBE UJESU YENA YEDWA
2 Timothy 1:9
owasisindisa, wasibiza ngobizo olungcwele, kungengokwemisebenzi yethu kepha ngokwelakhe icebo nomusa, esawuphiwa kuKristu Jesu zingakabikho izikhathi,
• UMA SISINDISWA SENZIWA SIBE BASHA NGU MOYA ONGCWELE
• SIGEZIWE SAZALWA KABUSHA
Titus 3:5
wasisindisa kungengamisebenzi yokulunga esayenzayo thina kepha ngokwesihawu sakhe ngesigezo sokuphindukuzalwa nokwenziwa sibe basha ngoMoya oNgcwele,
• UMA UNGAMAMUKELI UJESU UZAHLULELA WENA
• UZIBEKA WENA ICALA
• UJESU AKEZELANGA UKUZOSAHLULELA
• UJESU UZILE UKUBA SISINDISWE UMA SIKHOLWA NGUYE
John 3:17
Ngokuba uNkulunkulu kayithumelanga iNdodana ezweni ukuba yahlulele izwe, kodwa ukuba izwe lisindiswe ngayo.
• ZINTATHU IZINTO OKUME SIZIBUKE NGO JESU BESESIBONA UKUTHI IMPELA ZIWUMLANDO OMUHLE WOKUSINDISWA KWETHU
(a) UKUFA KUKA JESU KRISTU ENGENACALA ,KUYITHI ESONILE KU NKULUNKULU
(b) UKUVUKA KUKAJESU KRISTU EMATHUNENI APHILE IZINSUKU EZINGAMASHUMI AMANE
(c) UKWENYUKA KUKAJESU KRISTU ABONAKALE
ETHATHWA NGAMAFU EZULU EYOSITHELA PHEZULU
• LEZIGAMEKO ZONTATHU ZINIKA ITHEMBA NOKUKHOLWA UKUTHI IMPELA UJESU UNGUNKULUNKULU, SIFANELE UKUKHOLWA NGUYE,SIFANELE UKUMKHONZA,
• UJESU AKAYENA UMUNTU NJE.
Romans 5:10
Ngokuba uma sathola ukubuyisana noNkulunkulu ngokufa kweNdodana yakhe sise yizitha, ikakhulu siyakusindiswa ngokuphila kwayo sesitholile ukubuyisana;
Ephesians 1:7
esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe
• BEKUNGASIFELE UKUPHILA
• INSINDISO IYISIPHO SOMUSA ESIVELA KUNKULUNKULU
• WE DID NOT DESERVE SALVATION
• UMA UMUNTU ENGAKHOLWA NGU JESU KRISTU,UFILE EZWENI LIKA MOYA NGENXA YEZIPHAMBEKO
• KANTI OKHOLWA YO UYAPHILA KANYE NO KRISTU
• USINDISIWE NGO MUSA
• UKUSINDISWA KUYI SIPHO ESIVELA KU NKULUNKULU
• INSINDISO SIYAMUKELA NGOKUKHOLWÀ
• NOMA KUWUMUSA OVELA KU NKULUNKULU UKUSINDISWA ,KODWA UMA UNGAKHOLWA NGU JESU AWUKUTHOLI UKUSINDISWA
Ephesians 2:5, 8
sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu – kungomusa nisindisiwe – Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu;
Acts 4:12
“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”
• INSINDISO SIYITHOLA NGOMUSA
• WE RECEIVE OUR SALVATION BY FAITH.
• KUMELE SIQALE SIZWE UKUTHI KUKHONA UJESU KRISTU,OFIKILE EMHLABENI,WAFA EFELA UKUBA SISINDISWE
• BESE SIYAKHOLWA UKUTHI NGUJESU KUPHELA ESINGASINDA NGAYE OLAKENI LUKA NKULUNKULU1
Ephesians 1:13
kuye nani esenizwile izwi leqiniso, ivangeli lokusindiswa kwenu, enakholwa nguye futhi, nani nabekwa uphawu olunguMoya oNgcwele wesithembiso
Romans 1:16
Ngokuba anginamahloni ngevangeli; ngokuba lingamandla kaNkulunkulu, kube yinsindiso kulowo nalowo okholwayo, kumJuda kuqala, nakumGreki.
Acts 3:19
Ngalokhu phendukani, niguquke ukuba kuhlangulwe izono zenu
Romans 10:9-10, 13
Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa; ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kube ngukulunga, ngomlomo uyavuma kube ngukusindiswa. ngokuba “bonke abayakukhuleka egameni leNkosi bayakusindiswa.”
John 14:6
UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
Acts 4:12
“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”

Leave a comment