APOSTLE SM MYENI

APOSTLE SM MYENI GAZA-ISRAEL WAR : OCTOBER 2023 THE ROAD TO EZEKIEL 38 AND 39

Thank you very much
Apostle SM Myeni,my brother in the Lord ,my leader in the Church of God for all Nations ( COGFAN).

ukusivezela ukuthi sihlezinje kuyaliwa kwa Israeli : GAZA- ISRAEL – WAR .”I wasn’t aware” ukuthi sekuqubuke enye impi e Middle East,impi ethatha I ” shape” ye RUSSIA – UKRAINE-WAR eqale ” in February 2014 with the Russian invasion of the Ukrainian autonomous republic of Crimea,okuze kube yinamuhla kusaliwa.

Kuyasijabulisa siyi Bandla Mgcotshwa kaNkulunkulu, leadership, Mholi weBandla lika Nkulunkulu ukubona usiqwashisa ngezinto ezenzeka kwa Israel.Ngaphandle kuka Israel ngabe akafikanga uJesu Kristu emhlabeni.Ngaphandle kuka Jesu Kristu ngabe ayikho Insindiso ” which is the Action plan of God to deal with the sin completely “.Ngaphandle kwensindiso ngabe alikho iBandla likaNkulunkulu.We are praying for Israel and Palestine nabo bonke abantu abathintekayo kulezizimpi ezizohlala zikhona ukugcwalisa izi profetho – Biblical Prophecies nokuzothi uma uJesu Kristu eseziqedile umhlaba ube nokuthula okungakaze kube khona nokuthula kwaphakade naphakade ” We are praying against the humanitarian crisis caused by wars in the whole world ” .Ukufa kwabantu ” in the Middle East region nasemhlabeni jikelele kusho ukuthinteka kwe Bandla likaNkulunkulu elingumzimba ka Jesu Kristu.I Bandla likaNkulunkulu isona Structure kuphela esikhona emhlabeni ” which has the ability to communicate directly with God”.

Siyakhuleka futhi siyabonga ku uNkulunkulu wethu ukuthi ngelinye ilanga ukuthula kuyokwehla kuvela ku Nkulunkulu kuze eMiddle East Region nasemhlabeni wonke jikelele.

Leviticus 26:6

“ ‘Ngiyakunika ukuthula ezweni, nilale phansi ningesatshiswa muntu; ngiyakuqothula izilwane ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakini

Leave a comment