AMANDLA KAMOYA ONGCWELE PART ONE

AMANDLA KAMOYA ONGCWELE
PART ONE
• UJesu Kristu uthi :
John 14: 16-20
Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini. Angiyikunishiya niyizintandane; ngiyeza kini. Kuseyisikhashana izwe lingasangiboni, kepha niyangibona nina, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila. Ngalolo suku niyakukwazi nina ukuba ngikuBaba, nani nikimi, nami ngikini.
• UMoya oNgcwele uthatha indawo kaJesu Kristu emhlabeni
• UMoya oNgcwele uthunyelwe ngu Nkulunkulu emhlabeni ukuba azohlala kithi ukuze singabi sodwa uma uJesu Kristu esenyukela ezuluwini
• Futhi azokwenza umsebenzi kaJesu Kristu
• UMoya oNgcwele ungu Mduduzi

• Ungu Nkulunkulu

• Ungu Jesu Kristu

• Ungu Moya oNgcwele
• UMoya oNgcwele ukhona kithi
• Siphila naye

• It is by spirit that we can be able to see ukuthi UMoya oNgcwele ukhona kithi

• We are spirit

• Without Christ we are dead in spirit because of sin

• Sin can only exist in us when we do not believe in Jesus Christ

• Jesus came in order to remove the sin from us

• Njengoba sikholwa ngu Jesu Kristu sesivukile ekufeni

• Sesiyaphila

• Amandla ka Nkulunkulu asebuyiselwe kithi

• We are now born again

• We are a new creation born of water and spirit

• Amandla kaMoya oNgcwele angamandla kaNkulunkulu

• Uma usukholwa ngu Jesu Kristu you have the power of the Holy Spirit restored back to you

• Yingakho uJesu Kristu ethi

John 14:6

UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami
• Ayikho enye indlela amandla ka Nkulunkulu angabuyela ngayo kithi ngaphandle kokuthi sikholwe ngu Jesu Kristu
• UJesu Kristu ususa kithi isono esenza amandla kaNkulunkulu asuke kumuntu
• We will never ever live a life without the Holy Spirt

• The Spirit, the third Person of the Trinity, iBhayibheli likhuluma ngaye lonke
• Akukho lapho engavelikhoba UMoya oNgcwele eBhayibhelini
• IBhayibheli uMoya oNgcwele limveza enza imisebenzi yamandla nebonakalayo
• UMoya oNgcwele ungamandla ka Nkulunkulu

• Amandla ka Nkulunkulu abonakala lapho uNkulunkulu edala izulu nomhlaba

Genesis 1:1–2

Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba. Umhlaba wawuyihlane elingenalutho; kwakungubumnyama phezu kotwa, kepha uMoya kaNkulunkulu wehla wenyuka phezu kwamanzi.

Job 26:13

Ngokuphefumula kwakhe izulu liyakhazimula; isandla sakhe sigwazile inyoka esheshayo.

• UMoya oNgcwele unikeza abantu emhlabeni amandla Okwenza izinto ezinkulu
• Kanjalo namandla okwenza intando ka Nkulunkulu

1 Samuel 16:13

USamuweli wayesethatha uphondo lwamafutha, wamgcoba phakathi kwabafowabo; uMoya kaJehova wehlela phezu kukaDavide ngamandla, kusukela kulolo suku kuya phambili. Wayesesuka uSamuweli, waya eRama.

Exodus 31:2–5

“Bheka, ngibize ngegama uBesaleli indodana ka-Uri kaHuri, owesizwe sakwaJuda. Ngimgcwalisile ngoMoya kaNkulunkulu, ngokuhlakanipha nangokuqonda nangokwazi nangamandla emisebenzini yonke, ukuba aqambe imisebenzi yobungcweti, asebenze ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangokuqopha amatshe okufakwa, nangokuqopha imithi, yebo, ukuba asebenze imisebenzi yonke.

• UMoya oNgcwele wayengahlali permanently kubantu baka Nkulunkulu in the Old Testament
• UMoya oNgcwele wayefika ngaleso sikhathi
• UMoya oNgcwele wayefika enzise abantu leyo misebenzi abangeke bakwazi uzenzela yona ngokwabo
• Amandla ka Samson eBhaybhelini ayevela ku Moya oNgcwele

Judges 14:5,6, 19

USamsoni wayesehla noyise nonina, baya eThimna, bafika ezivinini zaseThimna; bheka, ibhongo lengonyama lamhlangabeza libhodla. UMoya kaJehova wafika phezu kwakhe ngamandla, walidwengula kungathi udwengula izinyane lembuzi, engaphethe lutho esandleni sakhe: kepha akabatshelanga uyise nonina abekwenzile. UMoya kaJehova wafika kuye ngamandla, wehlela e-Ashikeloni, wabulala abantu abangamashumi amathathu kubo, wathatha isambatho sabo, wabanika abayiqandele imfumbe izingubo zokuphendulela. Intukuthelo yakhe yavutha, wenyukela endlini kayise.

Judges 15:14
Lapho efika eLehi, amaFilisti amhlangabeza ekhamuluka; uMoya kaJehova wafika kuye ngamandla, izintambo ezazisezingalweni zakhe zaba njengefilakisi* elishiswe ngomlilo, nezibopho zakhe zancibilika, zasuka ezandleni zakhe.
• Ngaphambi kokuba ahambe emhlabeni uJesu Kristu uthembisile ukuthi kuzofika u Moya oNgcwele

• UMoya oNgcwele usiqondisa permanently
• Usifundisa permanently
• Ungu Mduduzi we Bandla permanently
John 14:16-18
Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini. Angiyikunishiya niyizintandane; ngiyeza kini.
• UJesu Kristu uthembise ukuthi IBandla lizosizwa ngu Moya oNgcwele ukuhambisa ivangeli lensindiso kubantu bonke emhlabeni jikelele.

Acts 1:8
kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”
• Kuze kube manje UMoya oNgcwele,uyasebenza
ukusiza IBandla likaNkulunkulu ukuba lishumayele ivangeli lensindiso ngo Kristu emhlabeni wonke jikelele
• Ukusindiswa kwemiphefumulo kuwumsebenzi o supernatural
• Akekho ongakwazi ukuwenza ngaphandle kokuba esizwa ngu Moya oNgcwele
• Mhlazane UMoya oNgcwele ehla ngosuku lwe Pentecoste kwakuyisehlo esimangalisayo
• Nesinamandla amakhulu
• Ngosuku lwe Pentecoste babehlezi ndawonye endlini eyodwa njengenhlala yenza
• Kwavela kwafika UMoya Omkhulu uvela ezulwini
• UMoya wagcwalisa indlu yonke
• Babona okungathi amalangabi omlilo wahlukana kaningi wagcwalisa umuntu nomuntu osendlini
• Bonke Bagcwaliswa ngo Moya oNgcwele
• Baqala ukukhuluma ngezilimi njengalokho UMoya oNgcwele waye bapha ukuphimisela
Acts 2:1–4
Kwathi sekufikile usuku lwePhentekoste, bonke babebuthene ndawonye. Ngokungazelelwe kwavela ezulwini inhlokomo kwangathi eyokuvunguza komoya onamandla; yona yagcwalisa indlu yonke ababehlezi kuyo. Kwase kubonakala kubo izilimi ezahlukeneyo kungathi ezomlilo; zahlala phezu kwalowo nalowo kubo. Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.
• Ngicela ufunde ACTS 5 TO 12
• Ubonene imisebenzi yamandla eyenziwa ngu Moya oNgcwele
• Amandla ka Moya oNgcwele abonakaliswa kubantu abaningi

• Ngemuva kokwehla kuka Moya oNgcwele ngosuku lwe Pentecoste
• Kwa phendukela eNkosini abalinganiselwa ku 3,000

Acts 5 : 41-42
Khona basuka phambi komphakathi bethokoza, ngokuba bebefanele ukudunyazwa ngenxa yalelo gama; abayekanga ukufundisa nokushumayela ivangeli ngoJesu Kristu imihla yonke ethempelini nasemakhaya.

• UMoya oNgcwele ukwenza ungayeki ukufundisa nokushumayela ivangeli lensindiso ngo Kristu.
• You cannot work for the Lord without being filled with the Holy Spirit

• During His earthly ministry, Jesus was filled with the Holy Spirit

Luke 4:1

UJesu egcwele uMoya oNgcwele wabuya eJordani, waholekela ngoMoya ehlane,

• UJesu Kristu eayehlala ekholwa ngu Moya oNgcwele

Luke 4:14
UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kulo lonke izwe langakhona.

• Jesus was empowered by the Spirit to perform miracles

Matthew 12:28

Kepha uma mina ngikhipha amademoni ngoMoya kaNkulunkulu, umbuso kaNkulunkulu usufikile phela kini.

• Kuthe lapho uJesu Kristu esenyukele ezulwini, UMoya oNgcwele equipped the apostles
• Ukuze nabo ba performe ama miracles
• Bashumayele ivangeli lensindiso
• Bafundise iZwi lika Nkulunkulu
Acts 2:43

Kepha kwaba yilowo nalowo muntu wehlelwa ngukwesaba; kwenziwa ngabaphostoli izimangaliso nezibonakaliso eziningi.

Acts 3:1–7

UPetru noJohane bakhuphukela ethempelini ngehora lokukhuleka, elesishiyagalolunye. Kwase kulethwa indoda ethile eyisishosha kwasesiswini sikanina, ababeyibeka imihla ngemihla ngasemnyango wethempeli othiwa Omuhle ukuba icele ukwabelwa izipho kwabangenayo ethempelini. Kwathi ukuba abone oPetru noJohane bezakungena ethempelini, wacela ukwabelwa isipho. Kepha uPetru wamgqolozela kanye noJohane, wathi: “Sibheke!” Wayesebabheka ethemba ukuba amukele utho kubo. Kodwa uPetru wathi: “Isiliva negolide anginalo; kepha lokho enginakho ngikupha khona: egameni likaJesu Kristu waseNazaretha, hamba.” Wayesembamba ngesandla sokunene, wamsukumisa; kwaqina masinyane izinyawo zakhe namaqakala,

Acts 9:39–41

Wayesesuka uPetru, wahamba nabo. Esefikile, bamyisa ekamelweni eliphezulu; abafelokazi bonke beza kuye bekhala, bembonisa izambatho nezingubo abezenzile uDorka esenabo. Kepha uPetru wabakhipha bonke, waguqa ngamadolo, wakhuleka, waphendukela esidunjini, wathi: “Thabitha, vuka!” Wayesevula amehlo akhe, wabona uPetru, walulama. Yena wambamba ngesandla, wamsukumisa. Wayesebiza abangcwele nabafelokazi, wambeka phambi kwabo ephilile.

• All those who put their faith in Jesus Christ are immediately and permanently indwelt by the Holy Spirit

Romans 8:11

Uma-ke uMoya walowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, yena owavusa uKristu Jesu kwabafileyo uyakuphilisa nemizimba yenu efayo ngaye uMoya wakhe ohlala kini.
• Amandla Ka Moya oNgcwele
• Ayasihola
• Ayasitshela mayelana nesono
• UMoya oNgcwele teaches us
• He equips us to do His work and spread the Gospel

His power leads us, convicts us,
• Siyi Bandla likaNkulunkulu UMoya oNgcwele siyambona ngoba nathi siphila kumoya
• We are spirit
• We are no more flesh,the Spirit of God indwells us

• Our body is the habitation where the Spirit of God lives

• We leave with God in our body

• When we pray we pray in spirit
• God is pleased with us praying in Spirit
• We do not please our leadership and people around us anymore
• We pray in spirit to please our God
• UMoya oNgcwele Ungu Moya weqiniso
• Wenza iqiniso ngaso sonke isikhathi
• Ufuna iqiniso,
• usifundisa iqiniso,
• Usipha amandla okwenza intando kaNkulunkulu,

• Abantu abangakholwa ngu Jesu Kristu,
abamamukeli UMoya oNgcwele ngoba abamukeli uJesu Kristu
• UMoya oNgcwele ungena kumuntu okholwa ngu Jesu Kristu kuphela
• Isikhathi esiningi abantu abangakholwa ngu Jesu Kristu bafuna ukukholwa yizinto eziphathekayo nayizinto ezibonakalayo

• Okubonakalayo kuyaphela okungabonakaliyo akupheli
• UMoya oNgcwele usinikile umzimba kamoya,
• Umzimba waphakade ahleli kuwo yena u Moya oNgcwele
• Umzimba kamoya esinawo awubonakali ngakho ke awupheli
• Ungumzimba waphakade
• Umzimba wenyama noma ungabola uphele kepha sinomzimba kamoya ongapheliyo
• Siyamazi UMoya oNgcwele ngoba singabaka moya
• We are excited about the presence of the Holy Spirit in us
• UMoya oNgcwele uyajabula ukuthi siyamazi yena okithi
• Uhlala kithi
• Uhlala nathi

• UJesu Kristu uthi “ angiyikunishiya niyizintandane,
ngiyeza kini,”
• UJesu Kristu ufikile kithi engu Moya oNgcwele
• Izwe alimboni UJesu Kristu okwa manje,kodwa thinasonke siyambona kwelika moya
• Uma uJesu ebuya nge Second Coming onke amehlo azokumbona

• Siyi Bandla likaNkulunkulu siyambona uMoya ONgcwele kwelika Moya

• Sizombona futhi physically nge Second Coming
• UJesu Kristu unguNkulunkulu,
• IBandla liku Jesu Kristu
• UJesu Kristu ukulo IBandla ngoMoya Ongcwele
• Ngesikhathi samukela uJesu Kristu njenge Nkosi noMsindisi wethu
• Sivuma izono zethu
• UMoya oNgcwele ungena kithi
“ same time “
• UMoya ONgcwele ungena athathe “permanent residence “ enhliziyweni yethu
• Ahlale kithi forever and ever
• UMoya ONgcwele akasoze asishiya nanini nani,
• Okungenzeka ukuthi uMoya Ongcwele acime uma senza izono
• IZwi leNkosi lithi ningamcimi uMoya oNgcwele
1 Thessalonians 5:19
Ningamcimi uMoya;
• Noma adabuke uma kwenzeka wenza isono
• Uma kwenzeka wenze isono kufanele ngokushesha usivume isono sakho
• Ucele intethelelo ukuze uJesu Kristu akuhlambulule izono zakho ngegazi lakhe
• Otherwise UMoya oNgcwele okuwe uzohlala nawe kodwa edabukile uma ungazihlambulululi
• Wena uzohlala ungagcwalisiwe ngoMoya Ongcwele
• UMoya Ongcwele akakushiyi
• Forever and ever, uhlezi kuwe
• UMoya oNgcwele uyena oluphawu lokuthi usindisiwe
• Uma kukhala icilongo abangcwele bebuthwa umuntu okholwa ngu Jesu Kristu uyovuswa nguye UMoya oNgcwele
• Ngaphandle kuka Moya oNgcwele kuwe akukho ukuphila okuphakade kuwe
• Futhi ngeke uvuke ekufeni ngokuvuka kokuqala uma uMoya oNgcwele ungenaye
• Ngenhlanhla uyakholwa ngu Jesu Kristu
• Usindisiwe
• Lokhu kusho ukuthi uMoya oNgcwele unaye
• UDavide wayethi uma onile akhuleke athi
• Ungangishiyi Jehova
• Ungangiphuci UMoya wakho
• Into eyayenza uDavide abe ne “intimate relationship with God” ukuthi uDavide kwakungenzeki nangephutha ukuthi one angazivumi izono zakhe
• Kwakuhlala kusezindebeni zomlomo wakhe ukuxoli uma onile
• Ukuxolisa kuwuphawu lokuthobeka
• Uphawu lokuzilahla phambi kuka Nkulunkulu uvume ku Jehova ukuthi wonile
• Njengathi uDavide wayona usuku nosuku
• Futhi wayevuma izono zakhe usuku nosuku
• uDavide wayethi noma ezwe inyama yakhe imkhohlisa ithi namhlanje akukho lapho aphambene khona no Nkulunkulu
• Kodwa uDavide awe phansi ngamadolo athi Jehova ngonile kwasekuzalweni kwami
• UDavide wayemazi umsindisi wakhe
• Wayengathi one kuJehova kodwa axolise kwabanye onkulunkulu
• Ayikho into eqhatha umuntu no Nkulunkulu edlula ukukhonza abanye onkulunkulu
• UJehova ungu Nkulunkulu onomona akazifuni izithixo
• Akakufuni ukukhonza abanye onkulunkulu
Exodus 20:3
“Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami.
• UJehova ungu Nkulunkulu ofuna sikhonze yena yedwa
• Ufuna sesabe yena yedwa
• Sethembe yena yedwa
• Njalo uDavide ubehlala efuna umsindisi wakhe
• Efuna umhlengi wakhe
• Ubeguqa phansi ngamadolo aphakamise izandla zakhe athi “ izono zami zisemehlweni akho Jehova”
• UJesu Kristu uthi uma izono zethu sizivuma
• Yena uyazesula imihla ngemihla
• UDavide wayenayo into yokubona ukuthi uyisoni phambi kuka Nkulunkulu
• Ethi ngonile kuwe Jehova
• Ngonile kuwe ngemicabango
• Ngonile kuwe nokukhuluma
• Ngonile kuwe nangezenzo
Psalms 38:21-22
Ungangishiyi, Jehova; Nkulunkulu wami, ungabi kude nami. Phuthuma, ungisize, Nkosi, nsindiso yami.
• Uma ungumzalwane kufanele umazi umsindisi wakho
• Yekela ukuhamba ucinga
• Ungumhambuma ucinga uNkulunkulu ube unaye
• uNkulunkulu uhlala kithi
• Thina sino Nkulunkulu ophilayo
• Asimdingi
omunye uNkulunkulu
• Sino Nkulunkulu onamandla onke
• Asiwadingi amanye amandla
• UNkulunkulu uhlezi kithi siyi thempeli lakhe
• Uma uJehova engakithi ubani ongamelana nathi
Romans 8:31
Sesiyakuthini ngalokho na? Uma uNkulunkulu emi ngakithi, ngubani ongamelana nathi na?
• Kubantu abangakholwa ngu Jesu,iBhayibheli lithi mfuneni uJehova esenokutholakala
• Wena ngoba usuyakholwa ngu Jesu Kristu,awukwazi ukucinga uNkulunkulu
• Unaye uNkulunkulu
• Uhleli kuwe
• Khuluma no Nkulunkulu wakho
• Usho lokho ofuna ukukusho kuNkulunkulu
• UJehova ungu Nkulunkulu obonayo
• Uyakwazi okudingayo ungakaceli
Genesis 16:13
Wamqamba uJehova owayekhulume kuye igama lokuthi: “Wena unguNkulunkulu Obonayo,” ngokuba wathi: “Imbala ngimbonile ongibonayo na?”
• Koze kube nini ungumhambuma ucingana no Nkulunkulu okuwe
• Manje uNkulunkulu usekuwe ngoku kholwa kwakho nguJesu Kristu
Matthew 6:8
Ngakho-ke maningafani nabo; ngokuba uYihlo uyakwazi enikuswelayo ningakaceli kuye.
• USathane uzoze akukhombise nabanye onkulunkulu athi nabo bangakusiza
• Ungalingisi abantwana bakwa Israel
• uNkulunkulu wabakhipha eGibhithe ,kodwa namanje basacinga
• Bacinga uNkulunkulu wabo ozathule yena kubo
• Wazazisa kubo ngezidlela eziningi
• Wathi
• Mina ngingu Jehova uNkulunkulu ka Israel
Isaiah 45:2‭-‬3‭, ‬5‭, ‬14‭-‬15‭, ‬18‭, ‬21‭-‬23‭, ‬25 ‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬‬
Mina ngiyakuhamba phambi kwakho, ngihlelembe amagebhugebhu, ngaphule izivalo zethusi, nginqume imigoqo yensimbi. Ngiyakukunika ingcebo yobumnyama, nemfuyo ethukusiweyo ezindaweni ezisithekileyo, ukuba wazi ukuthi nginguJehova okubiza ngegama lakho, uNkulunkulu ka-Israyeli. Mina nginguJehova, akakho omunye; ngaphandle kwami akakho uNkulunkulu; ngiyakubhincisa ungakangazi, Usho kanje uJehova, uthi: “Okukhandlekelweyo kwaseGibithe nokuzuziweyo kwaseKushe, nangamaSheba, abantu abade, kuyakungena kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga, bakhothamele kuwe, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu ukuwe kuphela, akakho omunye, akakho ngaphandle kukaNkulunkulu.’ ” Impela unguNkulunkulu ozifihlayo, wena Nkulunkulu, Msindisi. Ngokuba usho kanje uJehova, owalidala izulu, onguNkulunkulu, owawubumba umhlaba, wawenza, wawumisa, engawudalelanga ize, wawubumba ukuba kuhlalwe kuwo, uthi: “NginguJehova, akakho omunye. Kumemezeleni, nikuveze; yebo, balulekane kanyekanye. Ngubani owakuzwisa lokhu endulo, wakumemezela kwasesikhathini samandulo na? Akusimina Jehova na? Akakho uNkulunkulu ngaphandle kwami, uNkulunkulu olungileyo noMsindisi, akakho ngaphandle kwami. “Phendukelani kini, nisindiswe, nonke nina majukujuku omhlaba, ngokuba nginguNkulunkulu, akakho omunye. Ngizifungile mina, kuphumile izwi emlonyeni wami ngokulunga, aliyikubuya, lokuthi: Kimina ayakuguqa onke amadolo, nezilimi zonke ziyakufunga. KuJehova yonke inzalo kaJakobe yakwa-Israyeli iyakulungisiswa, ibe nodumo.
• Inkinga ka Israel akafunike manje ukukholwa ngu Jesu Kristu indodana kaNkulunkulu
• Umsindisi no Mthetheleli wezono zethu
• Bafuna ukuza kuNkulunkulu ngomthetho ka Mose abahluleke bancama ukuwugcina
• Namhlanje uNkulunkulu usesilethele isipho somusa,insindiso abafuni ukusamukela lesisipho bakholwe ngu Jesu basindiswe bathethelelwe izono zabo
• Uma esonile uDavide wayezizwa engasafanelwe ukubizwa ngomntwana kaNkulunkulu
2 Samuel:12:13
UDavide wathi kuNathani: “Ngonile kuJehova.” UNathani wathi kuDavide: “NoJehova ususile isono sakho; awuyikufa.
• Ngo Jesu Kristu uJehova ususile Izono zethu asisezikufa
• Sizophila ingunaphakade
• UDavide ubona sengathi ushiyiwe ngu Nkulunkulu,kanti cha akashiyiwe
• siyiBandla likaNkulunkulu uJehova unathi ngo Moya oNgcwele
• UJehova angathula kodwa okungasho ukuthi akasekho kuwe
• Okungasho ukuthi usekushiyile
• UJehova akamshiyi umntwana wakhe noma kunjani
• Noma ngabe isimo sinjani uJehova akasoze akushiya
• Uminathi
• God is with us
Deuteronomy 31:8
And the Lord , He is the One who goes before you. He will be with you, He will not leave you nor forsake you; do not fear nor be dismayed.”
• Ungalahli themba lakho
• Ungakhathazeki
• God is always in us
• UNkulunkulu akathuthi ko kholwa ngu Jesu Kristu
• God establishes himself in our lives ngoba izono zethu zithethelelwe
• Angathutha ayekuphi uNkulunkulu ngoba akukho lapho engekho khona
• He is God Omnipresent
• UJehova nguye ohamba phambi kwakho; uyakuba nawe; akayikukuyeka, akushiye; ungesabi, ungabi nangebhe.”
• UJehova ukhona yonke
indawo uyaqaphela ukusindiswa kwakho until the day of redemption
• Wonke umuntu uyadinga ukusindiswa
• Impilo nje yonke yomuntu inesono
• Sonke sonile ku Nkulunkulu
• Akekho umuntu ongazishaya usifuba athi mina angonanga ku Nkulunkulu
• Ngokwendalo nje sonke siyizoni phambi kuka Nkulunkulu
• All have sinned and fall short of the glory of God”
Romans 3:23
ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu;
• Ukungabi nayo inkazimulo ka Nkulunkulu nje kukodwa kusishiya siyizoni
• UJesu Kristu ubuyisela inkazimulo ka Nkulunkulu kithi
• Ngenxa Ka Kristu we are full of the glory of God
• UJesu Kristu uthethelela izono zethu
• Afake UMoya oNgcwele kithi bese sipheleliswa ku Nkulunkulu
• Asiseyi kufa
• Sinokuphila okuphakade
• Sine nkazimulo ka Nkulunkulu
• Insindiso ngo Kristu “ has freed us from guilt,
• Thinasonke siyiBandla likaNkulunkulu silungisisiwe ngesihle ngomusa ka Nkulunkulu ngensindiso esiyithola ku Jesu Kristu
• We are being “justified freely by His grace through the redemption that is in Christ Jesus”
Romans 3:24
balungisisiwe ngesihle ngomusa wakhe ngokuhlengwa okukuKristu Jesu,
• Ngenxa yensindiso ngo Kristu sithola ukuphila okuphakade
Revelation 5:9-10
Ngakho kakhulu sesilungisisiwe ngegazi lakhe, siyakusindiswa ngaye olakeni. Ngokuba uma sathola ukubuyisana noNkulunkulu ngokufa kweNdodana yakhe sise yizitha, ikakhulu siyakusindiswa ngokuphila kwayo sesitholile ukubuyisana;
Ephesians 1:7
esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe
Romans 5:17
Ngokuba uma ngesiphambeko samuntu munye ukufa kwabusa ngalowo emunye, ikakhulu abamukela ukuvama komusa nokuvama kwesipho sokulunga bayakubusa ekuphileni ngalowo emunye, uJesu Kristu.
• Umthetho ubungeke ukwazi ukusihlenga ngoba uyisiqalekiso
• UJesu Kristu usihlengile ngomusa esiqalekisweni somthetho
• Yena UJesu Kristu uqobo wenziwe waba yisiqalekiso ngenxa yethu
• Walenga emthini waqalekiswa ukuze thina sibusiswe
Galatians 3:13
UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, ebenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalenga emthini,”
• Ngo Jesu Kristu we have been adopted into God’s family.
Galatians 4:5
ukuze ihlenge abaphansi komthetho ukuba samukele ukuma kwamadodana.
Titus 2:14
owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge ebubini bonke, asihlambulule isizwe esingesakhe, sishisekele imisebenzi emihle.
1 Peter 1:14-18
Njengabantwana abalalelayo ningalingisi izinkanuko zakuqala ekungazini kwenu, kodwa njengowanibizayo engcwele, manibe ngcwele nani ekuhambeni konke, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Manibe ngcwele, ngokuba mina ngingcwele.” Uma nimbiza ngokuthi Baba yena owahlulela yilowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe engakhethi buso, anohamba ngokwesaba esikhathini sokuhlala kwenu ebufokazini, nazi ukuthi anihlengwanga ekuhambeni kwenu okuyize enakunikezwa ngawoyihlo ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide,
Colossians 1:18-20
yona iyinhloko yomzimba, ngisho ibandla, engukuqala, izibulo kwabafileyo, ukuze yona ibe ngowokuqala ezintweni zonke, ngokuba kwaba kuhle kuye ukuba ukugcwala konke kuhlale kuyo nokuba ngayo abuyisane nakho konke esenzile ukuthula ngegazi lesiphambano sayo, yebo ngayo, nokuba kuyizinto ezisemhlabeni nokuba ngezisezulwini.
1 Corinthians 6:19-20
Kepha anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele okinina, enimamukele kuNkulunkulu, nokuthi anisibo abenu na? Ngokuba nathengwa ngenani elikhulu. Ngakho-ke mbongeni uNkulunkulu emzimbeni wenu.
• Ukusindiswa kwethu ngo Jesu Kristu kusho
• Ukuthethelelwa kwezono zethu
• Senziwa sibe ngcwele ngegazi lika Jesu Kristu
• Siyalungisiswa
• Sibe nokubuyisana no Nkulunkulu
Psalm 130:7-8
U-Israyeli makamethembe uJehova, ngokuba umusa ukuJehova, nokukhulula okuningi kukuye. Uyakumhlenga u-Israyeli eziphambekweni zakhe zonke.
Acts 20:28
Ziqapheleni nina nomhlambi wonke anibeke kuwo uMoya oNgcwele ukuba nibe ngababonisi bokwalusa ibandla likaNkulunkulu azizuzele lona ngegazi lakhe.
• UMoya oNgcwele,ungu Nkulunkulu, akasoze akushiya
• UMoya Ongcwele ukuwe enhliziweni yakho
• UJehova nguye ohamba phambi kwakho
• uyakuba nawe
• Akayikukuyeka
• Akushiye
• Ungesabi,
• Ungabi nangebhe.
• Uma nje ususindisiwe awubuye uguquke kuthiwe awusasindisiwe
• Insindiso uyinikwa ngu Nkulunkulu
• Ingeka Nkulunkulu
• Uyipha wena
“ freely “
• Wena uyamukela by “faith “ ukholwe ngu Jesu Kristu
• Your salvation is sealed by the Holy Spirit
• UMoya oNgcwele uhlala kuwe forever
• Uluphawu lokuthi wena usindisiwe
• UNkulunkulu angeke afike akuzale ku Moya kaNkulunkulu abuye athi awuseyena owami hamba
• Insindiso iyisipho esinzima kakhulu esisiphiwe ngu Nkulunkulu
• UNkulunkulu wenza isethembiso ukuthi angeke amshiye umuntu othengwe ngegazi lika Jesu Kristu
• SiyiBandla likaNkulunkulu “ we are redeemed “
• Sithengiwe ngenani elikhulu
• Igama elithi
“ redeem”
means to buy out
• Kuqala igama elithi” redeem” lalisebenza uma kukhululwa iziboshwa ebugqilini “ slavery “
• Igama elithi “redeem” likuchaza kahle ukufa kuka Jesu Kristu elenga esiphambanweni
• Uma iBhayibheli lithi “ we are “redeemed,”
• Lokhu kusho ukuthi isimo sethu singaka kholwa ngu Jesu Kristu bekuyileso sokuba yizigqila zesono
• Besifana ncamashi nesigqila esiphila ebugqileni
• God has purchased our freedom, so that we are free
• In the name of Jesus Christ
• You are free
• And we are no longer in the bondage to sin and to the Old Testament law.
• Sisindisiwe
• We are redeemed
• We are free
• Galatians 3:13-14
UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, ebenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalenga emthini,” ukuba isibusiso sika-Abrahama ngoKristu Jesu sifike kubo abezizwe, ukuze samukeliswe isithembiso sikaMoya ngokukholwa.
Galatians 4:5.
ukuze ihlenge abaphansi komthetho ukuba samukele ukuma kwamadodana.
• Jesus paid the price for our release from sin and its permanent punishment
• Manje sesikhululiwe esonweni
• Sakhululwa nakuso isijeziso sesono
Matthew. 20:28
njengalokho iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
1 Timothy 2:6
owazinikela abe yinhlawulo yabo bonke, kube ngubufakazi besikhathi esiyiso,
• Tha death of Jesus Christ was in exchange for our life.
• Redemption is only possible “through the blood of Jesus Christ
Colossians 1:14
okukuyo sinokuhlengwa, ukuthethelelwa kwezono,
• As the Church we were Captives in sin,but now freed by the blood of Jesus Christ
• Ezitaladini sase Zulwini kuzokube kugcwele kuphithizela
• The former captives
• The former Captives
• Yithina labo ebesibishiwe esonweni
• Wafika uJesu wasikhulula
• Our sins are forgiven
• We are freed from the bondage of sin
• The Slaves to sin have become saints.
• Ade sibizwa ngezoni ,manje sesibizwa ngaba ngcwele ngenxa yokufa kuka Jesu Kristu
• Yingakho sizohlabelela igama elisha
• We shall sing a song of praise to our redeemer who was slain
Revelation 5:9
Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,
• We were slaves to sin,
• Condemned to eternal separation from GoGod
• Jesus paid the price to redeem us, resulting in our freedom from slavery to sin and our rescue from the eternal consequences of that sin.
Hebrews 13:5
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa imali; yaneliswani ngeninakho; ngokuba yena ushilo wathi: “Angisoze ngakuyeka, angisoze ngakushiya,”
Deuteronomy 31:6
Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningashaywa luvalo ngabo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho nguyena ohamba nawe; akayikukuyeka, akushiye.”
• God does not go with us on a particular situation only
• God goes with us every moment and in every situation
• Uhlelemba amagebhugebhu
• Unathi always
• He goes before us empini
• He will never leave us nor forsake us
• Asesabi, asipheli amandla
Deuteronomy 31:8
UJehova nguye ohamba phambi kwakho; uyakuba nawe; akayikukuyeka, akushiye; ungesabi, ungabi nangebhe.”
• Umsebenzi wokufezo iphupho lethu lokufika ezweni lesethembiso,kwi eternity
• Ubukeka kunzima uma sibheka ubude bendlela
• Kodwa ngo Jesu Kristu we will reach the promised land
• We will live forever with our God
• For the Holy Spirit is with us
• God will never leave nor forsake us
• Bekani ithemba lenu ku Nkulunkulu
• Ningathembi kuyo incebo yalelizwe
• Incebo yalelizwe iyaphela
• Kodwa uNkulunkulu kasoze asishiya forever,nanini nanini
• Ingcebo within a minute kungasa usu “poor”
• But the Lord is with His children forever.
• Kholwa yi Nkosi uJesu Kristu
• Methembe yena yedwa
Hebrews 14:5
Ukwenza kwenu makungabi ngokokufisa imali; yaneliswani ngeninakho; ngokuba yena ushilo wathi: “Angisoze ngakuyeka, angisoze ngakushiya,”
Deuteronomy 31:6
Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningashaywa luvalo ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho nguyena ohamba nawe; akayikukuyeka, akushiye.”
• “ …He will not leave you nor forsake you.”
• In the salvation, Christians are permanently indwelt with the Holy Spirit, who is God Himself
Acts 5:3–4
Wayesethi uPetru: “Ananiya, kungani ukuba uSathane agcwalise inhliziyo yakho, uqambe amanga kuMoya oNgcwele, ugodle inxenye yemali yezwe, na? Lisekhona belingesilo elakho na? Selithengisiwe belingekho emandleni akho na? Uyibekeleni leyo nto enhliziyweni yakho na? Awuqambanga amanga kubantu kepha kuNkulunkulu.”
• U Ananiya wathembisa iziNceku ukuthi uzodayisa ipulazi lakhe anikele ngayo yonke imali elalizothengwa ngayo
• Selithengiwe wagodla ingxenye yemali waletha ingxenye
• IziNceku zazifuna ukukhombisa u Ananiya lapha ukuthi uMoya oNgcwele noNkulunkulu umuntu oyedwa
• Uma u Ananiya eqamba amanga phambi kwabantu uwaqamba phambi kuka Nkulunkulu uqobo
• uJesu Kristu ugcizelela ukuthi
• uMduduzi, UMoya oNgcwele uzokuba neBandla lakhe ngaso sonke isikhathi
• Encwadini ka John 14:16 uJesu Kristu utshela abafundi bakhe ukuthi uJesu Kristu uqobo uzokuba nabo, okungukuthi uzokuba nebandla
• Lento isho ukuthi uMoya oNgcwele no Jesu Kristu umuntu oyedwa
• UMoya oNgcwele,ungu Jesu futhi unguNkulunkulu
John 14:16
Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade,
“to the very end of the age”
• Lesisithembiso esenziwa nguJesu sibala neBandla Lanamhlanje, uNkulunkulu ukulo
• Unalo IBandla lakhe akezu kulishiya
Matthew 28:20
nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke kuze kube sekupheleni kwezwe.”
• UJesu Kristu uzithwalile izono zelizwe ngesikhathi efa esiphambanweni
• Bonke abakholwa ngu Jesu Kristu angeke abashiye
Matthew 27:46
Kepha ngehora lesishiyagalolunye uJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Eli, Eli, lama sabaktani?” okungukuthi: “Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na?”
• UJesu ubeyisiqalekiso walenga emthini
• Ukuze asikhulule ekubeni yisigqila sesono
• Umsebenzi wokusikhulula ebugqileni besono uJesu Kristu uwenzile wawuqeda
• Once and for all
• It is finished
• It is done and dusted
• UJesu Kristu uvumile ukufa In order that those who place faith in His death and resurrection would receive forgiveness and eternal life
2 Corinthians 5:21
Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuyena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.
Galatians 3:13–14
UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, ebenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalenga emthini,” ukuba isibusiso sika-Abrahama ngoKristu Jesu sifike kubo abezizwe, ukuze samukeliswe isithembiso sikaMoya ngokukholwa.
• uNkulunkulu angeke ali Shiye IBandla lakhe.
• siyiBandla likaNkulunkulu akufanele sesabe
Hebrews 13:6
ukuze sisho ngesibindi, sithi: “INkosi ingumsizi wami, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?”
• UJoshua eyongena eKhanaan waba nesibindi
• E Khanaan kwakunezizwe eziningi ezazizoqeda ngo Israel
• Kodwa uJoshua kwakufanele angene eKhanaan alidle njengalokhu uNkulunkulu wabeshilo
• U Israel wayeyidlanzana
• Ziningi izitha okwakufanele abhekane nazo
• Engenazo nezikhali ezitheni
• Kodwa wayethembe uJehova
• uJoshua wathi uJehova ungakimi
• Abangizondayo ngiyakubabuka bephansi
Psalms 118: 6-7
UJehova ungakimi, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na? UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.
• SiyiBandla likaNkulunkulu namhlanje uNkulunkulu unathi
• UnguMoya oNgcwele
• Unathi
• Umi nathi ezimpini zonke
• Uyena UMoya oNgcwele oyi symbol nobufakazi bokuthi thina singabantwana baka Nkulunkulu
• Ngiyafisa bazalwane nazi ukuthi uMoya oNgcwele nininaye forever
• UMoya oNgcwele ukithi
• Okwethu kungukuthi sikhuleke agcwale kithi
• Athathe full control of our lives ukuze sibe namandla okulwa ezimpini zonke zika Sathane
• Imizimba yethu iyithempeli lika Nkulunkulu
• Okufanele sikukhulekele ukuthi sonke sigcwaliswe ngamandla kaMoya oNgcwele ukuze sisebenze sithele izithelo ezinhle singabantwana baka Nkulunkulu
• The Holy Spirit indwells in your life ukuze wena ube yisidalwa esisha
• Umuntu omdala okade unguye ufile kanye no Kristu kwase kuzalwa umuntu omusha
• Umuntu omusha uvukile kanye no Kristu
• Thinasonke siyiBandla likaNkulunkulu sivukile kanye no Kristu
• Ngikhuluma kwelika moya ngoba singabaka moya
• Umuntu ozelwe ngoMoya akafi
• Uyaphila kuMoya
• Noma efa inyama nomphefumulo kuhlukana
• Kodwa uyovuka uma kukhala icilongo lokugcina
• UNkulunkulu umambulele uMphotoli ES Myeni eBandleni i Church of God of All Nations,ngo 2023 KwaZulu Natal,South Africa, ukuthi IBandla lidinga ukugcwaliswa ngamandla kaMoya oNgcwele.
• UMphotoli akasho ukuthi IBandla alinaye UMoya oNgcwele
• Kodwa uthi kufanele IBandla ligcwaliswe ngoMoya oNgcwele
• Nakuba unaye UMoya oNgcwele ngenxa yokukholwa ngu Jesu Kristu
• Kodwa phela gcwaliswa ngaye
• Be infilled with the power of the Holy Spirit ukuze ukwazi ukulwa izimpi uzinqobe
• Lokhu kusho ukuthi UMphotoli ES Myeni uyazi ukuthi IBandla linaye UMoya oNgcwele ngoba liya kholwa ngu Jesu Kristu
• IBandla line indwelling of the Holy Spirit
• Who takes permanent residence in the body of the believer who believes in Jesus Christ
• Kodwa UMphotoli uthi lokhu akwanele ukuthi kungasiza IBandla ukuthi likwazi ukumelana nezimpi zemi moya ezisemkhathini
• Futhi akwanele ukuthi kungasiza IBandla likaNkulunkulu ukuthi likwazi ukusebenzela uNkulunkulu lithele izithelo zika Moya
• IBandla likaNkulunkulu liyadinga ukugcina ligcwalisiwe ngandla kaMoya oNgcwele
• IBandla lidinga
“ the infiling of the Holy Spirit “
• Ukugcwaliswa ngoMoya Ongcwele kuyenzeka
• UMphotoli SM Myeni walo IBandla iChurch of God of all Nations naye ugcizelela kakhulu ngo 2023 ukuthi IBandla lika Nkulunkulu kudinga ligcwale amandla ka Moya Ongcwele
” to the maximum capacity”
• UMphotoli SM Myeni ekhuthaza IBandla likaNkulunkulu kwaSthebe eMandeni, KwaZulu-Natal, South Africa,uthi IBandla kufanele lifunde iZwi likaNkulunkulu
• Liqine ligxile ekukholweni nguJesu Kristu
• Liqine
• Ligxile ekufundeni iZwi likaNkulunkulu
• Liqine ligxile ekuzihlambululeni ukuze lihlale lihlanjululiwe ezonweni
• Liqine ligxile ekufakazeni ngo Jesu Kristu
• Ngokwenza njalo IBandla likaNkulunkulu liyohlala ligcwalisiwe ngamandla kaMoya oNgcwele
• IBandla likaNkulunkulu kufanele libe nakho kokubili
• I “ the indwelling of the Holy Spirit “
• Ne “ infiling of the Holy Spirit “
• UMoya oNgcwele okuwe uluphawu lokuthi wena usindisiwe
• Ungumntwana ka Nkulunkulu
• UMoya oNgcwele sibekwa ngaye uphawu lokuphila okuphakade
• UMoya oNgcwele uyisipho esikhulu esisiphiwe ngu Nkulunkulu
• Lesisipho uNkulunkulu usiphe kuphela IBandla lakhe
• IBandla lika Nkulunkulu ngabantu bonke abakholwayo nabathemba uJesu Kristu
• Isipho sika Moya oNgcwele sisiphiwa ngoba sikholwa ngu Jesu Kristu indodana kaNkulunkulu ophezu kwakho konke
• U Moya oNgcwele uhambisana nokusindiswa
• In other words “No Salvation by faith in Jesus Christ no indwelling of the Holy Spirit in the body of a person “
• UMoya oNgcwele uhlala kithi ngoba sikholwa ngu Jesu Kristu
• Kanti ukugcwaliswa ngoMoya Ongcwele kudinga ukuthi ekukholweni kwethu
• Senze izinto ezizosigcina sigcwalisiwe ngoMoya Ongcwele ngoba uMoya oNgcwele
• Uyacima
• Uyadabuka uma senza izinto uNkulunkulu angazifuni singabantwana baka
• Awukwazi ukuhlala ugcwalisiwe ngoMoya Ongcwele kodwa ube
• Uhlezi ezonweni
• U “ disobedient to the Word of God “
• Unga
zihlambululi kuJesu Kristu ukuze uthethelelwe izono zakho
• This is a very important revelation
• Siphila esikhathini lapho silindele ukuhlithwa kwe Bandla
• Ngakhoke ukukhuluma ngoMoya Ongcwele kufanele kubesolimini lwethu
• Sikucule
• Sikhuleke siku Moya
• Senze imisebenzi kaMoya oNgcwele kakhulu
• Kufanele sivuthe kumoya
• We are a new creation
• Siyisidalwa esiphila sino Moya oNgcwele
• U Moya oNgcwele ungenile empilweni yethu
• Siyakholwa ngu Jesu Kristu indodana Ka Nkulunkulu ongaphezu kwakho konke
2 Corinthians 5:17-19
Kanjalo uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; okwakuqala kudlulile; bheka, sekuvele okusha. Kepha konke kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana, ngokuba uNkulunkulu ekuKristu wenza ukuba izwe libuyisane naye, engababaleli iziphambeko zabo, ebeka kithi izwi lokubuyisana.
• Sinezwi lokubuyisana no Nkulunkulu
• IZwi lokubuyisana no Nkulunkulu lingu Kristu
• Do not doubt your relationship with God
• UNkulunkulu akakungabazi wena uyakwemukela “wholeheartedly” ukuthi wena uya ezulwini ngoba ukholwa ngu Jesu Kristu
• Waze wakubeka uphawu oluphelelisa ukusindiswa kwakho
• Uphila nje unophawu lwe “eternity” kuwe
• “God decided to make you live with Him forever” wasekubeka uphawu luka Moya Ongcwele
• UMoya oNgcwele uyisipho esikhulu esisiphiwe ngu Nkulunkulu ukufeza icebo lakhe lokuba kube nabantu abazophila naye ingunaphakade
• Wena wamukela insindiso ngokukholwa ngu Jesu Kristu kuphela
• There is no other way you can receive your salvation,only by faith in Jesus Christ emvakwa
lokho kube
mgukusindiswa wamukele uMoya oNgcwele
• The Holy Spirit takes permanent residence in your heart ,ngoba usukholwa ngu Jesu Kristu,
• No faith in Jesus Christ,no Holy Spirit in your body,no eternity in you
• Umzimba wakho uphenduka ube yi “habitation of the Holy Spirit”
• Habitation, in this context, is a body of a believer where the Holy Spirit lives Permanently.
• Ngenxa yokukholwa ngu Jesu Kristu, uNkulunkulu ukunika uMduduzi wakho ozohlala aphile nawe ingu naphakade
• Wena mzalwane uhamba nje unaye uMduduzi, UMoya oNgcwele,uMoya weqiniso
• Udinga ukuhlala ugcwaliswe ngamandla kaMoya oNgcwele
• Umvumele uMoya oNgcwele okuwe athathe “ full control of your life”,agcwalise impilo yakho yonke
• Khulekela ukuthi uhlale ugcwalisiwe ngo Moya oNgcwele
• Uma usumamukele UMoya oNgcwele ngokukholwa ku Jesu Kristu usudinga “the infilling of the Holy Spirit”,ukugcwaliswa nga mandla kaMoya oNgcwele
• Sidinga ukuhlala sigcwalisiwe ngamandla kaMoya oNgcwele kuyona yonke impilo yethu ukuze sikwazi ukusebenzela uNkulunkulu ngamandla kaMoya oNgcwele
• Ukuhlala sigcwalisiwe ngamandla kaMoya oNgcwele kudinga thina
• We need to create an environment that is conducive for the Holy Spirit ukuthi akwazi ukugcwalisa impilo yethu
• In our thoughts
• In our speech
• In our actions we need to have a conducive environment for the Holy Spirit to infilI our lives
• Asenze empilweni yethu isimo lapho uMoya oNgcwele ezokwazi khona ukugcwalisa imizimba yethu
• Athi “take full control of our lives”
• UMoya Ongcwele ungu Moya weqiniso
• Umhlaba esiphila kuwo awumfuni uMoya oNgcwele
• Isizathu sokuthi umhlaba ungamfuni uMoya oNgcwele ukuthi umhlaba awumfuni uJesu Kristu
• Ngakhoke awumazi UMoya oNgcwele
• Ukuze wazi uMoya oNgcwele kufanele wamukele UJesu Kristu kuqala
• Uma umuntu ethi uno Moya oNgcwele
• Kodwa engamamukelanga uJesu Kristu
• Ubokwazi ukuthi akamukelanga yena uMoya oNgcwele lowo muntu
• Thinasonke siyiBandla likaNkulunkulu siyamazi UMoya oNgcwele
• Uhlala kithi
• We need to acknowledge the presence of the Holy Spirit in our body as the Church
• Masikhulume naye njengalokhu abafundi bokuqala babekhuluma no Jesu
• Asikhulume ngaye sitshela Bantu ukuthi uMoya oNgcwele uyaphila kithi
• Angaphila nakunanoma ubani owamukela uJesu
• UMoya oNgcwele akahlali eduze kwethu kodwa
• Uhlala kithi ngaphakathi enhliziweni yethu
• Uma esenhliziyweni yethu usemzimbeni wethu
• IBandla likaNkulunkulu linakho ukuba namahloni ngoMoya Ongcwele
• Kwesinye isikhathi sibona sengathi kulihlazo ukukhuluma ngo Moya oNgcwele
• Kanti okulihlazo yikho ukunga khulumi ngomuntu okuwe futhi okwenzela konke empilweni
• UMoya oNgcwele ukupha insindiso
• Ukutshela ngobubi nangezono zakho
• Uzivume kuJesu Kristu
• Ucele intethelelo
• Uziyeke
• Uma ufa uMoya oNgcwele uyakuvusa akuvusele ekuphileni okuphakade
• Uphulukisa izifo zakho
• Uyakupholisa amanxeba uma ukhathazekile akududuze
• UMoya oNgcwele ungu Mfundisi wakho
• Ukufundisa intando kaNkulunkulu

Leave a comment