AMANDLA OMKHULEKO

AMANDLA OMKHULEKO


Luke 1:37


Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.”
• Amandla omkhuleko angamandla ka Nkulunkulu
• Akuthina esinamandla okwenza umkhuleko wethu usebenze kodwa ngu Nkulunkulu owenza izinto zenzeke emhlabeni
• Noma sikhulekile noma kwesinye isikhathi singakhulekanga
• Kodwa amandla omkhuleko angamandla kaNkulunkulu
• Ukhona uNkulunkulu
• There is God
• Uma sikhuleka sisuke sicela ukuthi uNkulunkulu okhona angenelele ezimpilweni zethu
• uNkulunkulu ufuna ukuthi uma sifisa ukuthi angenelele ezimpilweni zethu kube wukuthi sikhuleka kuye kuphela
• Sithemba yena yedwa kuphela
• Uma sikhuleka sikholwa ukuthi sikhuleka kuNkulunkulu okhona
• UJehova uyakusenzela lokho esikucela egameni lika Jesu Kristu
• Uma sikhuleka masicele esikucelayo,sikucele ngokwentando ka Nkulunkulu
• Sicele ngokwezwi likaNkulunkulu
• Singaceli ukuthi uNkulunkulu abulale izitha zethu kodwa iZwi likaNkulunkulu libe lithi sibathethelele abasonayo
• SiyiBandla likaNkulunkulu sikhuleka ku Nkulunkulu onamandla onke
• Akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.

• uNkulunkulu akehlulwa lutho
• He is the Lord God Omnipotent
• Ungu Nkulunkulu onamandla onke
• Alukho uhlobo lwamandla olungekho ku Nkulunkulu wethu
• Futhi awekho amandla angaphezu kwamandla ka Nkulunkulu
• Ungu Nkulunkulu yena yedwa
• He is the Lord God Omnipresent
• Akukho lapho engekho khona
• Ungu Nkulunkulu othi esezulwini aphinde abekhona phakathi “ in our bodies as His Church”
• Imizimba yethu ilithempeli likaNkulunkulu
• Our body is a habitation of the Holy Spirit
• uNkulunkulu uhlala kumuntu okholwa yi Nkosi uJesu Kristu
• Uhlala kithi 24hours and permanently
• Akukho lapho sike sizithole khona sishiyiwe ngu Nkulunkulu
• Empeleni kufanele sihlale sikhuluma noNkulunkulu wethu
• Sivume izono zethu kuye imihla ngemihla
• UNkulunkulu uyasizwa
• Uyasithethelela izono asenzele lokho esikucelayo
• Akukho lapho uNkulunkulu engekho khona
• Ngibhala lesisifundo nje ngino Nkulunkulu
• Nawe ulalele noma ufunda lesisifundo uno Nkulunkulu
• Ulapho ukhona God is with you
• He is in you
• Kholwa ngu Jesu Kristu
• Ukholwe ngu Nkulunkulu
• U Nkulunkulu unathi noma kuziphi izimo zethu
• Uyasimela
• Simi ngaye
• Ngo Nkulunkulu “we have victory”
• We are victorious
• Singabanqobi
• Have faith in Jesus Christ
• God is with you
• Mkholwe umethembe uJesu Kristu yena yedwa
• Uma wethemba UJesu Kristu
• Futhi wethemba uNkulunkulu wena unakho lokho okucelayo
• Asikho isimo esikhulu kuno Nkulunkulu wethu
• UMose nabantwana bakwa Israeli bake babhekana nesimo solwandle olu Bomvu
• Kwakufanele bawele olwandle bengenawo umkhumbi ukuze basinde kuma butho ayehlomile ase Gibhithe
• uNkulunkulu wathi uMose akaphakamise induku ayiphethe phezu kolwandle
• Nawe mzalwane phakamisa uJesu Kristu ngaphezu kwesimo obhekene naso
• UMose wayiphakamisa induku amanzi olwandle avuleka phakathi
• Abantwana baka Nkulunkulu bawela ngaphandle kwenkinga
• Basinda empini yase Gibhithe
• Nathi siyiBandla likaNkulunkulu sisempini
• Impi yethu inkulu kunempi yase Gibhithe
• Sibhekene nempi yemimoya
• Sidinga ukukhuleka kuNkulunkulu ongumoya onamandla amakhulu kunomoya walelizwe

• SiyiBandla lika Nkulunkulu siyaliwe ngu Nkulunkulu ukuba namhlanje siphakamise uJesu Kristu phezu kwezimo zethu
• UJesu Kristu uyinduku enamandla amakhulu okusinqobela izimpi zethu
• Uyinduku ye Bandla lika Nkulunkulu
• Umkhuleko onamandla yilowo mkhuleko ophakamisa uJesu Kristu
• Alikho elinye igama okumele liphakanyiswe
• Ngelika Jesu Kristu kuphela
• Alikho igama esingasinda ngalo empini esibhekene nayo ngelika Jesu Kristu kuphela
• UDavide walwa izimpi ezinkulu ezinzima evikela umbuso wakwa Israeli
• Zilinganiselwa kwisi shiyagalolunye izimpi uDavide azilwa
• Zonke wazilwa wazinqoba ngegama lika Jesu Kristu
• UJesu Kristu unguNkulunkulu owayekhona,okhona manje,nozokuba khona ingunapgakade
• Asikho isimo esingeguquke “ to our favour and to our victory “ uma siphakamisa uJesu Kristu
• SiyiBandla kufanele sazi ukuthi sikhuleka ku Nkulunkulu ozwayo
• uNkulunkulu obonayo
• UnguNkulunkulu ongozeli ongalali
• Ungu Nkulunkulu wezwi lakhe
• Akuthembisile uyakwenza
• Uthembekile ngezikhathi zonke
• Nangesikhathi wena usempini ukhona yena unawe empini
• UDavide izimpi wazinqoba zonke ngoba wayemazi uNkulunkulu wakhe
• Emethemba evuma izono zakhe kuNkulunkulu wakhe
• uNkulunkulu wethu is God Omniscient
• Ungu Nkulunkulu onolwazi lonke
• Izimo zethu uyazazi
• Futhi uzazi zonke
• Alukho ulwazi olungaphezu kolwazi luka Nkulunkulu
• UnguNkulunkulu ophendulayo imikhuleko yethu
• The Lord God Almighty can do all things; there is nothing impossible for Him.
• Angakwenza konke kwenzeke esikucelayo
• Sikhuleka kuNkulunkulu okhona yonke indawo
• UNkulunkulu nguye osimemayo singabantwana bakhe ukuthi sikhuleke kuye ngaso sonke isikhathi
• Lento isho ukuthi kufanele sizijwayeze ukumlalela UNkulunkulu uma ethi khuleka
• God always talks to us nge Zwi lakhe nango Moya oNgcwele
• Uma singahlala njalo simlalele ekhuluma nathi singabona ukuthi kubaluleke kangakanani ukukhuluma no Nkulunkulu
• UNkulunkulu ungubaba wethu
• Uhlala eqaphe impilo yethu
• Ungumngani wethu
• UyiNkosi yethu
• Ukukhuleka ku Nkulunkulu kufale kube yinto esolimini lwethu
Luke 18:1

Wabalandisa umfanekiso wokuthi bamelwe ukukhuleka njalo, bangadangali.

• Kufanele sikhuleke simbonge uNkulunkulu ngakho konke asenzele kona

Philippians 4:6
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.
• Ungesabi lutho mkhulu ongakithi kunalowo osezweni

1John 4:4
You are of God, little children, and have overcome them, because He who is in you is greater than he who is in the world.

• UJesu Kristu ohlala kithi mkhulu kuno Sathane ohlala ezweni
• Uma uMoya oNgcwele ekithi , uJesu Kristu noma yikanjani ukithi ngoba uNkulunkulu,uJesu Kristu noMoya Ongcwele bamunye
• uNkulunkulu mkhulu kunanoma yisiphi isimo esingabhekana naso emhlabeni thinasonke siyiBandla likaNkulunkulu
• Thina we belong to God,singabakhe UNkulunkulu angeke asiyeke empini
• Uyasilwela zonke izimpi zethu
• We need to be at peace in the power of God who leaves in us
• Izimpi nezimo zonke zithi sifika kithi uJesu Kristu ube esesinqobele zona
• Masikholwe ngu Jesu Kristu
• Sikhulume ukunqoba ngoba ngo Kristu
• Sikhulume ukuphila
• Eyethu impi ade yanqotshwa eCalvary
• Sihamba nje sinqotshelwe
• Siyaphila no Kristu ngakwe sokunene sika Nkulunkulu
• Engakayi esiphambanweni, uJesu Kristu watshela abafundi bakhe ukuthi
• Bame isibindi yena uJesu Kristu ulinqobile Izwe
• Ngakho ke nathi siyiBandla likaNkulunkulu masingesabi
• Thina sikhonza osenqobile
• Nathi sinqotshelwe ngu Jesu Kristu
• Noma yisiphi isimo sethu siphila nje sesisinqotshelwe sona
• Let us celebrate our victory
• Sinqobile
• Singabanqobi
• Masingesabi izicelo zethu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.
• Masimbonge uNkulunkulu wethu ukuthi usesinqobele ngoJesu Kristu
James 1:5
Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa.
• Masicele ngokwentando ka Nkulunkulu
Matthew 6:10
mawufike umbuso wakho; mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini
• Lokho esikucelayo makube ukuthi uma sesikunikiwe udumo luzoya ku Nkulunkulu
John 14: 13-14
• Noma yini eniyakukucela egameni lami ngiyakukwenza ukuba uBaba akhazimuliswe eNdodaneni. Uma nicela utho kimi egameni lami, ngolwenza.

• Isikhathi esiningi umuntu uma esephumelele kukancane lapho ethatha khona udumo aluyise ku Nkulunkulu
• Ngike ngibone nje into esobala
• I club yebhola idliwa ngo 1 to 0 sekusele iminithi elilodwa umdlalo uphele kwi knock out competition
• Uma nje omunye wabadlali eshaya igoli lokulinganisa
• Kufanele ngabe iclub yonke iguqa phansi ngamadolo
• Iphakamise izandla ithi “ Bayede Nkosi uJesu Kristu!
• Siyabonga ukusinika ithuba lokuqhubeka nokulwa
• Instead we run and get around the goal scorer giving him glory and praise
• Siyakhohlwa ukuthi amandla okushaya i goli to equalise uwaphiwe nguJesu Kristu
• Abanye khona lapho banika onkulunkulu babo udumo
• Siyabonga nokho ukuthi ngokusindiswa kwethu
• UJesu siyamnika udumo
• Ake simnike udumo
• Nange
mpumelelo yethu
• Neyabantwana bethu
• Uma simnika udumo uJehova uyosenzela konke esikucelayo azi ukuthi siyamnika udumo
• Ayikho into efunwa ngu Nkulunkulu kithi ngaphandle kokuthi simdumise
• Uma nje ungaqala namhlanje uzimisele ukumnika udumo uNkulunkulu uzokwenzela isimanga
• You will surprise many
• In effect,you are blessed already
• You were blessed before the foundation of the world
• Give God glory for your blessings
• Celani ngenhliziyo ehlanziywe ngegazi lika Jesu
• Nivuma izono zenu
• Nizihlambulula egazini lika Jesu Kristu
James 5:16
Ngakho, vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko oqinileyo wolungileyo unamandla kakhulu.
• UNkulunkulu uyayizwa imikhuleko yabantwana bakhe uma iza kuye ngokwentando yakhe
• uNkulunkulu uyasitshela ukuthi sikhuleke
Uyasithembisa ukuthi uyawuphendula umkhuleko wethu
• Kuqala uDavide wayekhuleka kuNkulunkulu amuzwe
• uNkulunkulu wayehlala kude ethempelini lakhe kwa Israeli
• Namhlanje uNkulunkulu ngo Moya oNgcwele uguqule imizimba yethu yaba yithempeli lika Jehova
• Sikhuleka kuNkulunkulu ohlala kithi
• If we can have the understanding and the belief that God is in us besiyozuza izinto ezinkulu
• Through God living in our bodies we have a treasure in us.
Psalms 18:6
Ekuhluphekeni kwami ngambiza uJehova, ngakhala kuNkulunkulu wami; walizwa izwi lami esethempelini lakhe; ukukhala kwami phambi kwakhe kwangena ezindlebeni zakhe.
• uDavide uyazi ukuthi uma uhluphekile ukhala kongahlupheki,
uJehova.
• Awukhali kubantu
• Ukukhala kuJehova kudinga wena ne “ faith” yakho kuphela
• Ayidingeki imali
• Ukukhala kumuntu kudinga umethembe ukuthi uzokusiza bese ukhokha imali
• Waqala,nje wathemba umuntu uJehova uyakuqalekisa
Jeremiah 17:5-8
Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kubantu, ayenze inyama ibe yingalo yakhe, nonhliziyo yakhe isuka kuJehova. Uyakuba njengesihlahla esiyize ehlane, angaboni ukuthi kuyeza okuhle, uyakuhlala ezindaweni ezishileyo ehlane, ezweni likasawoti elingahlalwa muntu. “Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova, nothemba lakhe linguJehova. Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini, ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni, ongesabi lapho kufika ukushisa, amaqabunga awo abe luhlaza, angabi naluvalo ngomnyaka wesigagadu, anganqamuki ukuthela izithelo.”
Psalms 17:6
Ngikhala kuwe, ngokuba uyangizwa, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, uzwe izwi

Psalms 34:17
Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo.
• The amount of faith we have determines whether or not God will answer our prayers.
• We need to have a strong faith in Jesus Christ
• Sikhulume ngo Jesu ngezikhathi zonke
• Reading the word of God galvanizes the amount of faith in God and makes God answers our prayers
• Kwesinye isikhathi kuyenzeka uNkulunkulu ayiphendule imikhuleko yethu noma ukukholwa kwethu kukuncane
Acts 12:5
Ngakho-ke uPetru wagcinwa etilongweni; kepha ibandla lamkhulekela ngesineke kuNkulunkulu.
• uNkulunkulu wayiphendula imikhuleko yabazalwane ababekhulekela uPetro
Acts 12:7-11
Bheka, yafika ingelosi yeNkosi, kwakhanya ukukhanya etilongweni, yamshaya uPetru ohlangothini, yamvusa ithi: “Shesha usukume.” Ayesewa amaketanga ezandleni zakhe. Ingelosi yathi kuye: “Gqoka, ufake izicathulo zakho.” Wenze njalo. Yathi kuye: “Yembatha ingubo yakho, ungilandele.” Waphuma, wayilandela; wayengazi ukuthi kuyiqiniso okwenziwa yingelosi, kodwa wayethi ubona umbono. Sebedlulile kubalindi bokuqala nabesibili bafika esangweni lensimbi eliya emzini, labavulekela ngokwalo, baphuma, badlula isitaladi saba sinye; ingelosi yayisimshiya masinyane. UPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke okubhekwe yisizwe sabaJuda.”
• Akukho angekwenze uNkulunkulu uma sikhuleka ngokukholwa
• UPetro waphuma etilongweni waya where there was a prayer meeting
• Abazalwane were playing for Peter
• Uthe uma uPetro engqongqoza abazalwane bangabaza ukuthi nguye umzalwane uPetro lo ade bemkhulekela
• Babekhulekela ukuthi uPetro aphume etilongweni
• Kodwa bahluleka ukulindela impendulo yomkhuleko wabo
• Amandla omkhuleko avela from God Omnipotent
• God hears our prayers
• He answers our prayers
• Ukukhuleka kusenza sibe nokuxhumana no Nkulunkulu
• The more we pray the more we get on like a house on fire with God
• And the more uNkulunkulu ephendula imikhuleko yethu.
• Our God is the One who decides whether He answers our prayers or not
• Our role is to pray
• Keep on praying
• Pray without ceasing

1 Thessalonians 5:17
khulekani ningaphezi;

Leave a comment