CHURCH OF GOD FOR ALL NATIONS

To the Church Top Leadership :
Apostolate Office
Apostle ES Myeni
Apostle SM Myeni
Pastor NS Maseko
Pastor JBW Dlamini
Cogfan Local Church Board : Umlazi
Teaching visit on the importance of iNkonzo ye Phasika Constituted by Jesus Christ : In the Upper Room
Baphathi bami
Ngiyafisa ukubonga uNkulunkulu ngethuba anginika lona lokuvakashela IBandla likaNkulunkulu elise Mlazi ngaphansi kuka Mfundisi TA Mhlongo.

Sesixhumene noBuholi baleli Bandla savumelana ukuthi ngize ngizoba fundisa .Ngibone ukuthi angibanike umlayezo o more relevant to the forthcoming great event in the Christianity Fraternity ” IPHASIKA”

Ngizofika Saturday 02 March 2024 kodwa ngokhonza nabo ngesonto enkonzweni yangesonto mhlaka 03 March 2024.

Ngidinga only 45 to 60 minutes of their time.

Ngiyakholwa ukuthi ukufika kwami kulelibandla kuyovuselela umuzwa wokubalulaka kokuhlanganyela uma kune Phasika.

Nginakho ukuthi abazalwane kufanele bafunde ukuthi iPhasika is not just a social event .IPhasika liyisehlo sezehlo .Akuyona inkonzo ongayithatha kancane.Nge Phasika sikhumbula inkonzo yokukhishwa komuntu ka Nkulunkulu from the Captivity of sin, uSathane emthumbile umuntu kusukela the day ezalwa,uzalelwa esonweni.Omunye umuntu uze adlule emhlabeni eseku thunjweni afe engazani no Kristu and that individual will spend eternity ekulahlweni kwaphakade.
Date: 03 March 2024
Venue : Umlazi under Pastor TA Mhlongo
Time : 10hoo

Ngiyathoba ngaphansi kobuholi bonke neBandla Apostles,Evangelists,
Prophets, Pastors ,Teachers ,National Church Board,, Leadership of the Sub-Committees and Local Church Boards.

Teacher: JBW Dlamini

Leave a comment