• Ukuphendula kahle lombuzo kumele sikholwe futhi sithembe ukuthi “ in both the situations where umuntu ephila noma efa God is in control
• And He in complete control of every situation
• And Sathane akanamandla “in any of our situations “
• UNkulunkulu unamandla onke
• He is God Omnipotent
• Unolwazi lonke
• He is God Omniscient
• Ukhona yonke indawo
• He is God Omnipresent
• Umuntu angafa only uma kuvume uNkulunkulu
• UShadrack,no Meshack no Abednego kwakufanele bashe bafe
• UNkulunkulu akawucimanga umlilo, kodwa uNkulunkulu wangena nabo emlilweni wathatha lento eyabe izobashisa ,bashe bafe
• UNkulunkulu wagcina ukusha nokufa kukuye uNkulunkulu ukuze abafana ababe naye emlilweni kodwa
• Bangashi
• Bangafi
• Nge sikhathi se COVID kunabantu abase be “ declared as would die by Doctors kodwa uNkulunkulu wasusa kubo amaphaphu a “ damaged” wabanika amaphaphu amasha baphila kuze kube manje bayaphila
• Therefore,God is in complete control of every situation
• One phrase of saying God is in complete control of everything is
“sovereignty” of God.
UNkulunkulu unamandla okwenza noma yini athanda ukuyenza nganoma yisiphi isikhathi
* UNkulunkulu wenza Noma yini athanda ukuyenza ngezimpilo zethu.
• On the other hand uSathane akakwazi ukwenza noma yini athanda ukuyenza ngezimpilo zethu .
• Amandla ka Sathane are very limited
• Empeleni akanawo amandla ngisho nawokubulala
• Akanawo
• USathane is hopelessly and helplessly going to die forever in hell
• Wenza ngama tricks akhe the last kicks of a dying horse
• Kahlekahle wenza izaba ezingathi shu
• Uma singaku Christu we are completely saved
• Nothing can separate us from the love of God
• Kwasayena uSathane uncika ekuthini uNkulunkulu uyathanda yini ukuthi kwenzekeni
Ngasikhathi sini
• God is the only decision maker nge ” fate” yomuntu
• Izinsuku nomuntu zinqunyiwe ngu Nkulunkulu
• Hayi uSathane
• Akazi lutho loyo
• He is a lier
Isaiah 14:24
UJehova Sebawoti ufungile, wathi: “Impela njengokulinganisa kwami kuyakuba njalo, nanjengokunquma kwami kuyakuma kanjalo
• Akukho empilweni okwenzeka by chance
• God is in complete control of everything
Isaiah 46:09 -11
Khumbulani izinto zakuqala zamandulo, ngokuba nginguNkulunkulu, akakho omunye, yebo, nginguNkulunkulu, akakho onjengami, engimemezela ngaphambili okuyakuza, nasendulo izinto ezingakenziwa, ngokuthi: Icebo lami liyakuma, ngiyakwenza yonke intando yami, mina engibiza inqe empumalanga nomuntu wecebo lami ezweni elikude; yebo, ngikhulumile, ngiyakukufikisa; nginqumile, ngiyakukwenza.
• This is our powerful, purposeful God who is in control of everything.
• UNkulunkulu udinga thinasonke siyiBandla lakhe sibambisane naye as He is in control of everything on earth
Genesis 3:5
kepha uNkulunkulu uyazi ukuthi mhla nizidla, kuyakuvuleka amehlo enu, nibe njengoNkulunkulu, nikwazi okuhle nokubi.”
• Nakhoke uSathane akwazi ukukwenza
• Ukuqamba manga
• Ukudukisa abantu
Daniel 4:35
bonke abakhe emhlabeni bashaywa ize; uyenza njengentando yakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”
• UNkulunkulu ke loyo
• Ungumlomo ongathethi manga
Job 1:6–22
Kwathi ngelinye ilanga kwafika amadodana kaNkulunkulu ema phambi kukaJehova, kwafika noSathane phakathi kwawo. UJehova wayesethi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wamphendula uJehova, wathi: “Ekuzuleni emhlabeni nasekuhambahambeni kuwo.” Wayesethi uJehova kuSathane: “Inhliziyo yakho iyiqaphele inceku yami uJobe na? Ngokuba akakho onjengaye emhlabeni, umuntu ongenasici nolungileyo, omesaba uNkulunkulu, obalekela okubi.” USathane wamphendula uJehova, wathi: “UJobe uyamesaba uNkulunkulu ngeze na? Wena awumbiyelanga yini yena nendlu yakhe nakho konke okwakhe nxazonke, wabusisa umsebenzi wezandla zakhe na? Impahla yakhe yandile emhlabeni. Kepha ake welule isandla sakho, uthinte konke anakho, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.” Wathi uJehova kuSathane: “Bheka, konke anakho kusesandleni sakho; kuphela kuyena uqobo ungabeki isandla sakho.” Wayesephuma uSathane ebusweni bukaJehova. Kwathi ngolunye usuku lapho amadodana akhe namadodakazi akhe edla, ephuza iwayini endlini yomfowabo oyizibulo, kwafika isithunywa kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabile eceleni kwazo, lapho amaSheba etheleka, azithatha; izinceku azibulele ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.” Esakhuluma lowo, kwafika nomunye, wathi: “Umlilo kaNkulunkulu uwile ezulwini, washisa izimvu nezinceku, waziqeda; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.” Esakhuluma lowo, kwafika nomunye, wathi: “AmaKaledi enza amaviyo amathathu, ahlasela amakamela, awathatha, azibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.” Esakhuluma lowo, kwafika nomunye, wathi: “Amadodana akho namadodakazi akho ayedla, ephuza iwayini endlini yomfowabo oyizibulo; bheka, kwafika, kwadabula ihlane umoya omkhulu, washaya amagumbi omane endlu, yawa phezu kwezinsizwa, zafa; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.” Wayesesukuma uJobe, waklebhula ingubo yakhe, waphucula ikhanda lakhe, wawela emhlabathini, wakhuleka, wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame; ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova uthathile; malibongwe igama likaJehova.” Kukho konke lokho uJobe akonanga, akamthelanga uNkulunkulu okubi.
Acts 2:23
yena lo, esenikelwe ngesu elimisiweyo nangokwaziphambili kukaNkulunkulu, nambethela ngezandla zabangenamthetho, nambulala;
Romans 8:28
Siyazi ukuthi kwabamthandayo uNkulunkulu konke kusebenzelana kube ngokuhle, kulabo ababiziweyo ngecebo lakhe.
Daniel 11:32b
Iyakonakalisa ngokuthopha abaphatha kabi isivumelwano, kepha abantu abamaziyo uNkulunkulu wabo bayakuba namandla, baphikelele.
Leave a comment