Revelation 6:9-11
Nalapho selivula uphawu lwesihlanu, ngabona phansi kwe-altare imiphefumulo yababebulewe ngenxa yezwi likaNkulunkulu nangenxa yobufakazi ababe nabo. Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Koze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungahluleli, uphindisele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?” Base benikwa, kwaba yilowo nalowo ingubo ende emhlophe, kwashiwo kubo ukuba baphumule isikhashana, baze baphelele abayizinceku kanye nabo nabazalwane babo ababezakubulawa njengabo.
• Isiqephu sencwadi esiyifunda ngenhla siyisehlo esenzeka IBandla selihlwithiwe
• Senzeka nge tribulation ,towards the end of the world.
• Lencwadi iyasifakazela ukuthi bakhona abazalwane abazosindisiwa ngemva kwe Rapture ,during the tribulation
• Nge tribulation abazalwane will be empowered by the Holy Spirit to preach the Gospel of Jesus Christ like never before
• Lokhu kushumayela ngamawala kuzobaqhatha nomthetho ozoshaywa ngu Mphiki Kristu
ebambisene no Mprofethi wamanga
2 Thessalonians 2:1-8
Kepha siyanxusa, bazalwane, mayelana nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu nokubuthanela kwethu kuyo, ukuba ningasheshi ninyakaziswe engqondweni yenu, ningethuswa noma ngomoya, noma ngezwi, noma ngencwadi ngokungathi ivela kithi, sengathi usuku lukaKristu selufikile. Makungabikho muntu onikhohlisayo nangayiphi indlela; ngokuba aluyikufika, kungaveli kuqala ukuhlubuka, kwambulwe umuntu ongenamthetho, indodana yokulahlwa, omelana nakho konke, nozikhukhumeza phezu kwakho konke okuthiwa uNkulunkulu noma into ekhonzwayo, aze azihlalise ethempelini likaNkulunkulu ezishaya uNkulunkulu. Anikhumbuli yini ukuthi ngisekhona kini nganitshela lokho na? Senikwazi okumbambezelayo, ukuze ambulwe ngesikhathi sakhe. Ngokuba imfihlakalo yokungabi namthetho isiyasebenza, kuphela ukuze kudediswe yena obambezelayo manje. Lapho-ke uzakwambulwa lowo ongenamthetho, eyakumqeda iNkosi uJesu Kristu ngomoya womlomo wayo, imchithe ngokubonakala kokufika kwayo,
• Kwesinye isikhathi uma sifunda lamazwi ase Bhayibhelini siba nombuzo othi
• Ingabe uMoya oNgcwele uzokube ekhona yini emhlabeni uma IBandla selihlwithiwe
• Yebo UMoya oNgcwele uyohlala ekhona emhlabeni ngoba ungu Nkulunkulu
• Ungu Nkulunkulu okhona yonke indawo ngesikhathi esifanay
• Ungu Nkulunkulu onolwazi lonke
• Ungu Nkulunkulu onamandla onke
• Njengoba kusene Bandla likaNkulunkulu emhlabeni, UMoya oNgcwele siyazi ukuthi unenkonzo yakhe ayenzayo emhlabeni
• UMoya oNgcwele usebenza ukwehlisa izinga lobubi emhlabeni ngenxa ye Bandla likaNkulunkulu elikhona
• Kodwa lokho akusho ukuthi Uma selihlwithiwe uMoya oNgcwele uzongabibikho emhlabeni
• Uzokuba khona kodwa umsebenzi wakhe to restrain evil akezukuwenza
• USathane uzochanasa
• Ububi buzogcwala umhlaba wonke
• Kuzovela ukuhlubuka,
• Kuzo kwambulwa
umuntu ongenamthetho,
UMphiki Kristu
• Indodana yokulahlwa,
omelana nakho konke,
• Nozikhukhumeza phezu kwakho konke okuthiwa uNkulunkulu noma into ekhonzwayo,
• Uzozihlalisa ethempelini likaNkulunkulu ezishaya uNkulunkulu.
• Ngesikhathi IBandla likaNkulunkulu selihlwithiwe UMoya oNgcwele uzobukela nje umhlaba wahlulelwa
• He will no longer restrain evil
• Lawlessness
• Uma IBandla likaNkulunkulu selihlwithiwe UMoya oNgcwele uzokubakhona kodwa e inactive
• Yilapho ke UMphiki Kristu ezothola khona ithuba to rise into power
• Funda kusukela ku Revelation 6 kuya ku 16
• Zonke lezizincwadi zeSambulo sikhuluma
• Ngobubi
• uMphiki Kristu
• Ama demoni
• Izehlo ezimbi zokushaywa komhlaba wahlulelwa nguNkulunkulu
• Indaba yensindiso ingumsebenzi kaMoya Ongcwele isebenza ezinhliziweni zabantu
• Ngaphandle kuka Moya oNgcwele akekho umuntu ongasindiswa emhlabeni
John 3:5-8
• Waphendula uJesu, wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngamanzi nangoMoya, angengene embusweni kaNkulunkulu. Lokho okuzelwe yinyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya kungumoya. Ungamangali ngokuba ngithe kuwe: ‘Nimelwe ukuzalwa ngokusha.’ Umoya uphephetha lapha uthanda khona; uyaluzwa udumo lwawo, kodwa kawazi lapho uvela khona nalapho uya khona; banjalo bonke abazelwe nguMoya.”
• Uma Moya engahle angabibikho nge Tribulation kungasho ukuthi akekho ongasindiswa during the tribulation
• Iqiniso lithi baningi abazosindiswa nge tribulation
• They are numberless abasindiswa due to the presence of the Holy Spirit
Revelation 7:4-17
Ngase ngizwa umumo wababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, ababekwa uphawu ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli: Esizweni sakwaJuda babekwa uphawu abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaRubeni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaGadi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Asheri abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaNafetali abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaManase abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaZabuloni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaJosefa abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, sivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezinde ezimhlophe, siphethe amahlamvu esundu ngezandla zaso, samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!” Nezingelosi zonke ezazimi zihaqe isihlalo sobukhosi namalunga nezidalwa ezine zawa phansi ngobuso phambi kwesihlalo sobukhosi, zakhuleka kuNkulunkulu, zathi: “Amen! Isibusiso, nenkazimulo, nokuhlakanipha, nokubongwa, nodumo, namandla, nokunqoba makube kuNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade. Amen!” Elinye lamalunga lase liphendula, lithi kimi: “Laba abembethe izingubo ezimhlophe bangobani, bavelaphi, na?” Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu. Ngalokho-ke baphambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu bemkhonza imini nobusuku ethempelini lakhe, nohlezi esihlalweni sobukhosi uyakumisa itabernakele* phezu kwabo. Kabasayikulamba, kabasayikoma kabasoze bahlatshwa yilanga nakushisa kuni, ngokuba iWundlu elingaphakathi nesihlalo sobukhosi liyakubelusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila; noNkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo.”
• UMoya oNgcwele nguye uwenza abazalwane bakwazi ukufakaza ngo Jesu Kristu
• Nguye futhi okwenza esikushumayelayo nesikufundisayo kuzwakale
Acts 1:8
kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”
• During the tribulation, there will be plenty of preaching
Matthew 24:14
Leli vangeli lombuso liyakushunyayelwa ezweni lonke, kube ngubufakazi ezizweni zonke, andukuba kufike ukuphela.
• Ukuze iZwi likaNkulunkulu lishunyalelwe umhlaba wonke manje na during the tribulation there must be presence of the Holy Spirit.
• The tribulation will be a time of refining and restoration for Israel
• This is a process that necessitates the presence of the Holy Spirit.
• UNkulunkulu wenza isethembiso Kwa Israel:
Ezekiel 36:24–28
“ ‘Ngiyakunithabatha ezizweni, nginibuthe emazweni onke, nginiyise ezweni lakini. Ngiyakunifafaza ngamanzi ahlambulukileyo, nihlambuluke, nginihlambulule kukho konke ukungcola kwenu nakuzo zonke izithombe zenu. Ngiyakuninika inhliziyo entsha, ngifake phakathi kwenu umoya omusha, ngikhiphe inhliziyo yetshe enyameni yenu, ngininike inhliziyo yenyama. Ngiyakufaka umoya wami phakathi kwenu, ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami; niyakugcina izahlulelo zami, nizenze. Niyakuhlala ezweni engalinika oyihlo, nibe ngabantu bami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu.
• Nge tribulation abazalwane bayozondwa genxa yobufakazi babo ngo Jesu Kristu
• Ukukukholwa kuyokuba nzima kakhulu kodwa kuyofanele abazalwane yayibambe ishisa kuze kube sekufeni
• Sekubiza ukuthi umuntu lapha anqobe
1.ngegazi lika Jesu Kristu
- Nangezwi lobufakazi
- Futhi bazimisele nokubulawa bafele ukukholwa ngu Jesu Kristu.
• Laba zalwane bafela ukholo
• Babulawe ngenxa yemithetho eshaywa nguMphiki Kristu no Mprofethi wamanga
• Immediately after the Rapture kuzoqala I tribulation
• Nge tribulation kuzovalwa zonke izinkolo,kusale okubizwa nge One World Religion
• I One World Religion izokwenganyelwa nguMprofethi wamanga
• Zizokuthi noma zikhona ezinye izinkolo kodwa zizocindezelwa
• Lezizinkolo eziningi ezahlukene uMprofethi wamanga uzozihlanganisa ngenhloso yokwakha inkolo eyodwa
• Kulenkolo eyodwa the truth will be compromised
• Ama kholwa awezukuvunyelwa ukukhonza uNkulunkulu
• Amakholwa azokube esebulawa ama njengoba kwakwenzeka in the Early Church.
• Abantu abashumayela uJesu Kristu obethelwe esiphambanweni bazobulawa
• Yilaphake lapho okuzovela khona abafela ukholo
• Ama Martyrs
• Incwadi ye Sambulo 17:1-18 iyasivezela ukuthi i One World Religion izokube isebenza kanjani
Revelation 17:1-18
Kwase kuza enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa, yakhuluma nami, yathi: “Woza lapha, ngikutshengise ukwahlulelwa kwesifebe esikhulu esihlezi phezu kwamanzi amaningi, afeba naso amakhosi omhlaba, nabakhileyo emhlabeni badakiswa yiwayini lobufebe baso.” Yayisingiyisa ehlane ngikuMoya. Ngabona owesifazane ekhwele isilo esibomvu, sigcwele amagama enhlamba, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi. Nowesifazane wayembethe okububende nokubomvu, evunule ngegolide nangamatshe anenani nangamaparele*, ephethe isitsha segolide ngesandla sakhe, sigcwele amanyala nokungcolileyo kobufebe bakhe, nasebusweni bakhe kulotshiwe igama eliyimfihlakalo lokuthi: IBABILONI ELIKHULU, UNINA WEZIFEBE NOWAMANYALA OMHLABA Ngase ngibona owesifazane edakiwe yigazi labangcwele negazi lawofakazi bakaJesu. Kuthe lapho ngimbona, ngamangala ngokumangala okukhulu. Yayisithi kimi ingelosi: “Umangalelani na? Ngizakukutshela imfihlakalo yowesifazane neyesilo esimthweleyo, esinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi. Isilo owasibonayo sasikhona, asisekho; kepha sesizakwenyuka, siphuma kwalasha, siye ekubhujisweni; nabakhileyo emhlabeni bayakumangala, labo abamagama abo angalotshwanga encwadini yokuphila, selokhu kwasekelwa izwe, nxa bebona isilo ukuthi sasikhona, kepha asisekho, kanti sizakuba khona. “Nansi ingqondo enokuhlakanipha. Amakhanda ayisikhombisa ayizintaba eziyisikhombisa, lapho owesifazane ehlezi phezu kwazo. Futhi zingamakhosi ayisikhombisa; ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; nanxa isifikile, kumelwe ukuba ihlale isikhashana. Nesilo esasikhona, kepha esingasekho, singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, siya ekubhujisweni. “Izimpondo eziyishumi owazibonayo zingamakhosi ayishumi angakamukeli umbuso, kepha amukeliswa amandla njengamakhosi ihora linye kanye nesilo. Lawo anomqondo munye, anika isilo amandla nokubusa kwawo. Ayakulwa neWundlu, neWundlu liyakuwanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, nabakanye nalo, ababiziweyo, nabakhethiweyo, nabathembekileyo.” Yayisithi kimi: “Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi. Izimpondo eziyishumi owazibonayo, nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe, zisenze incithakalo, sibe yize, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo, zisiqede; ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze umqondo wakhe, ziwenze umqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu. Owesifazane owambonayo ungumuzi omkhulu onombuso phezu kwamakhosi omhlaba.”
• Nokuthi iyini i One World Religion
• Ozobona ngezinto esenzeka kulencwadi ukuthi kunzima ukukholwa ngesikhathi se tribulation
• I One World Religion iyinkolo yamanga
• UMufundisi wayo nguMprofethi wamanga
• uMprofethi wamanga uzonikwa amandla ngu Mphi Kristu
• Inkolo yamanga izoba ngamandla ngaphezu kwezinye izinkolo
• Uzokuba ngamandla ngaphezu kweziwe zonke zomhlaba
• Revelation 17:15
nasebusweni bakhe kulotshiwe igama eliyimfihlakalo lokuthi: IBABILONI ELIKHULU, UNINA WEZIFEBE NOWAMANYALA OMHLABA
• I One World Religion iSambulo 17:1-3 siyichaza ngokuthi
Revelation 17:1-3
Kwase kuza enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa, yakhuluma nami, yathi: “Woza lapha, ngikutshengise ukwahlulelwa kwesifebe esikhulu esihlezi phezu kwamanzi amaningi, afeba naso amakhosi omhlaba, nabakhileyo emhlabeni badakiswa yiwayini lobufebe baso.” Yayisingiyisa ehlane ngikuMoya. Ngabona owesifazane ekhwele isilo esibomvu, sigcwele amagama enhlamba, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi.
Revelation 17:15
nasebusweni bakhe kulotshiwe igama eliyimfihlakalo lokuthi: IBABILONI ELIKHULU, UNINA WEZIFEBE NOWAMANYALA OMHLABA
• uMprofethi wamanga uzosebenzisa iOne World Religion ukuba ne great influence emazweni omhlaba
• UMphiki Kristu uzothuma uMprofethi wamanga ukutshela amazwe omhlaba ukuthi
• Makwenziwe ini?
• Nini?
• uMprofethi wamanga akayizwa indaba yokuthi kukhonzwe One true and living God
• Uthunywa ngu Sathane ukususa abantu Ku Nkulunkulu
• ISambulo 17:6 ichaza i One World Reloigion njengombulali wamakholwa
Revelation 17:6
Ngase ngibona owesifazane edakiwe yigazi labangcwele negazi lawofakazi bakaJesu. Kuthe lapho ngimbona, ngamangala ngokumangala okukhulu.
• Bonke abamelene ne One World Religion bazobulawa
• Abangalufaki uphawu lwesilo bazobulawa
• Abangakhuleki Ku Mphiki Kristu bazobulawa
Revelation 13:16-17
Senza futhi ukuba bonke, abancane nabakhulu, nabacebileyo nabampofu, nabakhululekileyo nabayizigqila, bazibeke uphawu esandleni sabo sokunene noma ebunzini labo ukuba angabikho ongathenga nokuba athengise, uma engenalo uphawu, igama lesilo noma isibalo segama laso.
• UJohane ubona umbono ngezinto ezizokwenzeka
• UJohane ubona uJesu Kristu evula izimpawu eziyisikhombisa
• Ezibonisa okuzokwenzeka ngezikhathi zokugcina
Revelation 5:5
Omunye wamalunga wayesethi kimi: “Ungakhali; bheka, inqobile iNgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, ukuba ivule incwadi nezimpawu zayo eziyisikhombisa.”
Revelation 4:1
Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, umnyango uvulekile ezulwini, nezwi lokuqala engalizwayo linjengelecilongo likhuluma nami, lithi: “Yenyukela lapha, ngikutshengise okumelwe ukuba kube khona emva kwalokhu.”
• UJohn wayeku Moya ngenkathi ebona kuvulwa izimpawu eziyisikhombisa ezikhombisa izinto ezizokwenzeka
Revelation 4:2
Masinyane ngaba kuMoya. Bheka, isihlalo sobukhosi sasimi ezulwini nohlezi phezu kwesihlalo sobukhosi;
• Njengoba uJohane wabe eku Moya nje
• Lokhu kukhomba ukuthi izinto ayezibona embonweni wakhe
• Zi genuine
• Ziyizinto ezizokwenzeka
• UJohane waboniswa ezinto ezishicilelwe ezulwini ukuthi zizokwenzeka emhlabeni in the future
• These things are heavenly enactments
• Akukho okungavimba ukuthi zenzeke
• Kungumthetho wase zulwini ukuthi zigcine zenzekile
• Uma uJesu Kristu evula uphawu lwesiHlanu
• UJohane ubona imiphefumulo yalabo ababebulewe
Revelation 6:9
Nalapho selivula uphawu lwesihlanu, ngabona phansi kwe-altare imiphefumulo yababebulewe ngenxa yezwi likaNkulunkulu nangenxa yobufakazi ababe nabo.
• UJesu Kristu wakwembula esesemhlabeni ukuthi kuzofika isikhathi sosizi
• Isikhathi sezinhlupho
• Uphawu lwesiHlanu symbolically lusho the Great Tribulation
• UJesu Kristu wakhulume nge Great Tribulation ukuthi izokwenzeka
Matthew 24:9-28
“Lapho-ke bayakunikhaphela osizini, banibulale; niyakuzondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami. Khona-ke abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane. Kuyakuvela abaprofethi bamanga abaningi, badukise abaningi. Ngenxa yokwanda kokubi kuzakuphola uthando lwabaningi. Kodwa okhuthazelayo kuze kube sekupheleni nguyena oyakusindiswa. Leli vangeli lombuso liyakushunyayelwa ezweni lonke, kube ngubufakazi ezizweni zonke, andukuba kufike ukuphela. “Ngakho-ke nxa nibona amanyala encithakalo ashiwo nguDaniyeli umprofethi emi endaweni engcwele – ofundayo makaqaphele – khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni, ophezu kwendlu angehli ukuyothatha okusendlini yakhe, osensimini angabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe. Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku! Khulekani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika nangesabatha. Ngokuba lapho kuyakuba khona usizi olukhulu olungazange lube khona kwasekuqaleni kwezwe kuze kube manje nolungasayikuba khona. Uma lezo zinsuku zingafinyezwanga, bekungesindiswe muntu; kepha ngenxa yabakhethiweyo lezo zinsuku ziyakufinyezwa. Khona uma umuntu ethi kini: ‘Bhekani, nangu uKristu,’ noma: ‘Nanguya,’ ningakholwa. Ngokuba kuyakuvela okristu bamanga nabaprofethi bamanga, baveze izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso, ukuze kudukiswe nabakhethiweyo, uma kungenzeka. Bhekani, senginitshelile ngaphambili. “Ngakho-ke uma bethi kini: ‘Bhekani, usehlane,’ ningaphumi; noma bethi: ‘Bhekani, usendlini,’ ningakholwa; ngokuba njengonyazi luphuma empumalanga, lubonakale kuze kube sentshonalanga, kuyakuba njalo ukufika kweNdodana yomuntu. Nomaphi lapho kukhona isidumbu, kulapho amanqe eyakubuthana khona.
• During the Middle Ages kwenzekile ukubulawa kwabangcwele ngenxa yokukholwa kwabo
• Nangenxa yobufakazi babo ngo Kristu
• I Middle Ages yisikhathi esiphakathi kokuwa kwe Roman Empire nokuqala kwe modern Europe
• I middle ages iqale ngawo 476 AD
• Ngelesikhathi iRoman Empire yaphelwa ngamandla okubusa umhlaba
• I Roman Empire iyona eyabe ibusa umhlaba strongly ngesikhathi sokuzalwa kuka Jesu Kristu
• UJesu Kristu uzalwe kubusa uHerode.
• UHerode wabe eyinkosi yase Judes
• Ngaphansi kwe Judea kukhona amadolobha iBethlehem and Jerusalem
• UHerode uke wazama ukuthola umntwana , uJesu Kristu efuna ukumbulala
• UJesu Kristu uzobuya nge Second Coming kubusa uMphiki Kristu emhlabeni
2 Thessalonians 2.8
Lapho-ke uzakwambulwa lowo ongenamthetho, eyakumqeda iNkosi uJesu Kristu ngomoya womlomo wayo, imchithe ngokubonakala kokufika kwayo,
• Isikhathi se Middle Ages saphela phakathi kuka 1400 and 1450 AD
• Abakholwa abulawa kakhulu during the Middle Ages
• Abazobulawa futhi kakhulu nge Tribulation period
• Kusazoshuba kakhulu
• I tribulation period
• Izoqala immediately uma kuqeda Ukuhlwithwa kwe Bandla
• Abazalwane ababulewe ( martyred ) nge tribulation will be told ukuthi abalinde size sipheleliswe usibalo saba ngcwele abazobulawa njengabo
• Bese UNkulunkulu esiphindiselela siyi Bandla ngoku bulawa kwaba thandiweyo bethu
Revelation 6:11
Base benikwa, kwaba yilowo nalowo ingubo ende emhlophe, kwashiwo kubo ukuba baphumule isikhashana, baze baphelele abayizinceku kanye nabo nabazalwane babo ababeza kubulawa njengabo.
• Umphefumulo nenyama yomuntu uyafa kodwa sizovuka sivukele ekuphileni okuphakade
• Ukuvuka kuka Jesu Kristu kuluphawu lokuthi nabo bonke abakholwa nguye bazovuka
Acts 2:26-27
Ngalokho inhliziyo yami iyajabula, nolimi lwami luyethaba; ngisho nenyama yami iyakuhlala ngokwethemba. Ngokuba awuyikushiya umphefumulo wami eHayidese,* futhi awuyikuvuma oNgcwele wakho abone ukubola.
Revelation 6:10
Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Koze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungahluleli, uphindisele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?”
• Ngesikhathi se tribulation kune ziNceku ezizoshumayela iZwi likaNkulunkulu kukubi
• Azizukukwazi ukuhlehla ziyeke ukushumayela ngoba izokube zicindezelwa ngu Moya oNgcwele
• UNkulunkulu uthi izingelosi azingaqale ziwone umhlaba engakabeki uphawu ezincekwini zakhe eziwu 144000 ezivela ezizweni zakwa Israel
Revelation 7:3-4
yathi: “Ningoni umhlaba, nolwandle, nemithi, size sizibeke uphawu izinceku zikaNkulunkulu wethu emabunzini azo.” Ngase ngizwa umumo wababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, ababekwa uphawu ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli:
• Kulencwadi iBible likhuluma ngokubekwa kophawu emabunzini ezizwe zakwa Israel eziwu 12
• Isizwe sisinye kwabekwa iziNceku eziwu 12000
• U12000 wabantu abazobekwa uphawu luka Nkulunkulu uma umphinda ka ngo 12 kwenza 144000
• Asikhumbile ukuthi u Israeli uyisizwe sika Nkulunkulu okuzalwe kuso iNkosi yama khosi UJesu Kristu
• Kuyintando ka Nkulunkulu ukuthi azikhethele yena kubantu besizwe sika Nkulunkulu ukuthi wobani azobabeka uphawu lwakhe
• Kuyafana nakithi njengoba siyiBandla lika Nkulunkulu nguye futhi uNkulunkulu osikhethile ukuba sibe ngabantwana bakhe
• Abama mukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana baka Nkulunkulu
John1:12
Kepha bonke abamamukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu, labo abakholwa egameni lakhe,
NgokukaJohane
• Isimo sokubekwa uphawu luka Nkulunkulu kunabazalwane bethu abawu 144000
• Kwenzeka nge seven year tribulation period okuyisikhathi lapho IBandla likaNkulunkulu selihlwithiwe
Revelation 7:4
Ngase ngizwa umumo wababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, ababekwa uphawu ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli:
• Ukubekwa uphawu kwabazalwane abawu 144000 kuwubufakazi bokuthi
• Uma selihlwithiwe IBandla likaNkulunkulu
• There is an opportunity yokuthi abantu abangakholwanga ku Jesu Kristu during the Church Age
• Basenalo ithuba lokuthi bazinikele eNkosini bakholwe ngu Jesu Kristu
• UJesu Kristu ungu Nkulunkulu okhona Izolo
• Okhona namuhla
• Okhona naphakade
• Kodwa ukusindiswa komuntu kwenzeka lapha emhlabeni esaphila
• Uma nje kuhlwithwa iBandla kukhona abazosala
• Yibaphi labantu abazosala na?
• Nasesontweni asizukuhlwithwa sonke
• Kukhona abantu abangayi enkonzweni ngoba bekholwa ngu Jesu Kristu
• Baya emasontweni ngezinhloso ezahlukeni ezifana
• Nokungcwatshwa
• Ukuya esontweni ngoba ekhaya vele bakhonza khona
• Bazobona abangani
• Ufuna ukuzobukwa
• Kumnandi kulelisonto izinsimbi zakhona nomculo wakhona
• Akakaze nje azihluphe ngokwamukela uJesu Kristu
• Akamethembi uJesu Kristu
• Unezinto zakhe azethembayo ngaphezulu kuka Jesu Kristu
• Uma umuntu efa engakholwa ngu Jesu Kristu kuphelile ngawe
• Izono zakhe azithethelelwe
• Akalisebenzisanga ithuba lokubuyisana noNkulunkulu ngegazi lika Jesu Kristu
• Ufe engakholwa
• Uma umuntu engakholwa nguJesu Kristu uya esihogweni,
• Uya kokhala esihogweni impilo yakhe yonke
• Revelation 7:2
Ngase ngibona enye ingelosi yenyuka empumalanga, inophawu lukaNkulunkulu ophilayo, yamemeza ngezwi elikhulu kuzo izingelosi ezine ezanikwa ukuba ziwone umhlaba nolwandle,
• Ukubekwa kophawu luka Nkulunkulu emabunzi abazalwane abawu 144000 kwenziwa yizingelosi ezithunywe ngu Nkulunkulu
• Kwenzeka ngesikhathi
• Sokuvulwa kophawu lwesithupha
lwe tribulation period
Revelation 6: 12-17
Ngase ngibona lapho livula uphawu lwesithupha, kwaba khona ukuzamazama okukhulu komhlaba, nelanga laba mnyama njengendwangu yesaka loboya, nenyanga yonke yaba njengegazi, nezinkanyezi zezulu zawela emhlabeni njengomkhiwane uvuthulula umphobo wawo, nxa uzanyazanyiswa ngumoya omkhulu, nezulu lagoqwa njengomqulu wencwadi usongwa, nezintaba zonke neziqhingi zasuswa ezindaweni zazo. Namakhosi omhlaba nezikhulu, nezinduna, nabacebileyo, nabanamandla, nezigqila zonke, nabakhululekileyo bacasha emihumeni nasemaweni ezintaba; base bethi ezintabeni nasemaweni: “Welani phezu kwethu, nisisithe ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu, ngokuba usuku olukhulu lolaka lwabo selufikile; ngubani-ke onamandla okuma na?”
• Babekwa uphaw luka Nkulunkulu abavela kuzo zonke izizwe eziwu 12 zakwa Israel
ISambulo 7:9-17 isikhombisa ukuthi apart from the 144000 saints from the tribes of Israel
• kukhona nabanye abazalwane abamukela u Jesu Kristu during the tribulation
• Emva kwe Rapture
• Le passage isho ukuthi bakhona futhi baningi abazalwane bethu abazothola ithuba lokuphenduka after the Rapture.
Revelation 7:9-17
Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, sivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezinde ezimhlophe, siphethe amahlamvu esundu ngezandla zaso, samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!” Nezingelosi zonke ezazimi zihaqe isihlalo sobukhosi namalunga nezidalwa ezine zawa phansi ngobuso phambi kwesihlalo sobukhosi, zakhuleka kuNkulunkulu, zathi: “Amen! Isibusiso, nenkazimulo, nokuhlakanipha, nokubongwa, nodumo, namandla, nokunqoba makube kuNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade. Amen!” Elinye lamalunga lase liphendula, lithi kimi: “Laba abembethe izingubo ezimhlophe bangobani, bavelaphi, na?” Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu. Ngalokho-ke baphambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu bemkhonza imini nobusuku ethempelini lakhe, nohlezi esihlalweni sobukhosi uyakumisa itabernakele* phezu kwabo. Kabasayikulamba, kabasayikoma kabasoze bahlatshwa yilanga nakushisa kuni, ngokuba iWundlu elingaphakathi nesihlalo sobukhosi liyakubelusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila; noNkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo.”
Revelation 6:12-17
Ngase ngibona lapho livula uphawu lwesithupha, kwaba khona ukuzamazama okukhulu komhlaba, nelanga laba mnyama njengendwangu yesaka loboya, nenyanga yonke yaba njengegazi, nezinkanyezi zezulu zawela emhlabeni njengomkhiwane uvuthulula umphobo wawo, nxa uzanyazanyiswa ngumoya omkhulu, nezulu lagoqwa njengomqulu wencwadi usongwa, nezintaba zonke neziqhingi zasuswa ezindaweni zazo. Namakhosi omhlaba nezikhulu, nezinduna, nabacebileyo, nabanamandla, nezigqila zonke, nabakhululekileyo bacasha emihumeni nasemaweni ezintaba; base bethi ezintabeni nasemaweni: “Welani phezu kwethu, nisisithe ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu, ngokuba usuku olukhulu lolaka lwabo selufikile; ngubani-ke onamandla okuma na?”
Revelation 8:1
Kuthe ukuba liluvule uphawu lwesikhombisa, kwathi du ezulwini kungathi inxenye yehora.
• U 144000 abantu bakwa Israel literally
• Akukhona ukuthi ukufanekisa
• Impela bazobekwa uphawu luka Nkulunkulu
• Akukhona ukuthi yibo kuphela abazongena ezulwini laba abawu 144000
Revelation 7:4
Ngase ngizwa umumo wababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, ababekwa uphawu ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli:
• They are the Jews
• They are sealed
• They have special protection from God
• Bazovikelwa ekwahlulelelweni okuvela ezulwini kuza emhlabeni
• Bazovikelwa nasolakeni lo Mphiki Kristu
• Akukho okuzakubasusa Ku Nkulunkulu uma nje sebebekiwe uphawu Luka Nkulunkulu
• Basindisiwe
• Nathi siyiBandla likaNkulunkulu sinophawu Luka Nkulunkulu
• Sisindisiwe for ever
• Akukho okungasisisusa Ku Nkulunkulu
• Abawu 144000 bazoshumayela nge tribulation
• Noma bangabulawa kodwa basindisiwe
• Kuprofethiwe ukuthi uIsraeli
Uzosindiswa abuyene Ku Nkulunkulu
Zechariah 12:10
“Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nowokunxusa, bambheke abamgwazileyo, bamlilele njengokulilela ozelwe yedwa, babe nomunyu ngaye njengonomunyu ngezibulo lakhe.
Romans 11:25–27
Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo, ukuthi inxenye ka-Israyeli yehlelwe ngubulukhuni, kuze kungene abezizwe ngokupheleleyo; kanjalo u-Israyeli wonke uyakusindiswa, njengalokho kulotshiwe ukuthi: “Kuyakuvela eSiyoni uMhlangulisi, asuse ukungalungi kuJakobe. Yilesi isivumelwano sami nabo, lapho ngisusa izono zabo.”
• Lama Juda azophenduka avangele in the post Rapture world
Revelation 14:1-5
Ngase ngibona; bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama lalo negama likaYise lilotshwe emabunzini abo. Ngase ngizwa izwi livela ezulwini, linjengezwi lamanzi amaningi nanjengezwi lokuduma okukhulu; nezwi engalizwayo lalinjengelababetha amahabhu,* bebetha amahabhu abo. Bahlabelela igama elisha phambi kwesihlalo sobukhosi, naphambi kwezidalwa ezine, namalunga; kepha akubangakho onamandla okufunda lelo gama, kuphela abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane abathengiweyo emhlabeni. Labo yibo abangangcoliswanga yisifazane, ngokuba bayizintombi. Labo yibo abalandela iWundlu noma liyaphi. Labo bathengwa ebantwini, babe lulibo kuNkulunkulu nakulo iWundlu, nasemlonyeni wabo akufunyaniswanga amanga; kabanasici.
• The 144000 Jews will proclaim the gospel during the tribulation period.
• Inkonzo yokushumayela ezokwenziwa yilabazalwane abawu 144000 emhlabeni
• Izokwenza kube nezinkumbi zabantu abazokwamulela uJesu Kristu
• Lento isho ukuthi lelivangeli lensindiso ngo Kristu lisazoshinyayelwa like never before
• Kukhona ukusindiswa during the tribulation
• Akukho ukusindiswa ngale kokufa
• Mangale kwethuna
Revelation 7:9-17
Emva kwalokho ngabona, bheka-ke, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, sivela kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezinde ezimhlophe, siphethe amahlamvu esundu ngezandla zaso, samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!” Nezingelosi zonke ezazimi zihaqe isihlalo sobukhosi namalunga nezidalwa ezine zawa phansi ngobuso phambi kwesihlalo sobukhosi, zakhuleka kuNkulunkulu, zathi: “Amen! Isibusiso, nenkazimulo, nokuhlakanipha, nokubongwa, nodumo, namandla, nokunqoba makube kuNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade. Amen!” Elinye lamalunga lase liphendula, lithi kimi: “Laba abembethe izingubo ezimhlophe bangobani, bavelaphi, na?” Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu. Ngalokho-ke baphambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu bemkhonza imini nobusuku ethempelini lakhe, nohlezi esihlalweni sobukhosi uyakumisa itabernakele* phezu kwabo. Kabasayikulamba, kabasayikoma kabasoze bahlatshwa yilanga nakushisa kuni, ngokuba iWundlu elingaphakathi nesihlalo sobukhosi liyakubelusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila; noNkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo.”
• Lesixuku esibonwa ngu Johane sizokholwa ngu Jesu Kristu nge tribulation period
• QAHELA !!!
• Kukhona abanye banemfundiso engasekelwa yiBhayibheli ngalo 144000 waba Juda
• Bathi u 144,000 uyisibalo esiphelele sabantu abazongena ezulwini babuse no Jesu Kristu ezulwini
• Baphile ingunaphakade no Nkulunkulu
• Uma besho bathi lesibalo lade sahlangana ezulwini
• Bathi sekugcwele ezulwini,thina bathi we are wasting our time uma sisathi abantu mana mukele uJesu Kristu
• Babiza lo 144000 nge “heavenly hope.”
• Bathi labo abangekho kulo 144,000
• Bona kumele bajabulele abakubiza nge “earthly hope”
• Abakubiza nge paradise yase mhlabeni ezobuswa ngu Jesu Kristu
• UJesu Kristu ebusa umhlaba esizwa yilo 144,000 wabantu abasezulwini already
• Kuliqiniso ukuthi during “ the Millennial Kingdom of Jesus Christ” uJesu Kristu vele uzowubusa umhlaba It is true that there will be people ruling in the millennium with Christ.
• UJesu Kristu uzobuya azobusa ebusa ne Bandla lakhe
• IBandla likaNkulunkulu Jesu Kristu yibona bonke abantu abamukele uJesu Kristu waba yi Nkosi no Msindisi ezimpilweni zabo
• Labo abazobusa umhlaba no Jesu Kristu iBhayibheli libabiza nge
• Bandla lika Nkulunkulu
• UMakoti weWundlu
1 Corinthians 6:2-3
Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na? Kepha uma izwe lahlulelwa yinina, anifanele ukunquma namacala amancane na? Anazi yini ukuthi siyakwahlulela izingelosi na? Kakhulu-ke okwalokhu kuphila.
• Bonke abazalwane bathole ukusindiswa ngegazi elilodwa lika Jesu Kristu
• Abazalwane abasaphila manje mabakholwe ngungu Jesu Kristu
• Bazosindiswa
• Namanje kufanele sikholwe ngu Jesu Kristu noma kubiza ukuthi sibulawe
• “Martyred” kufela ukukholwa
• Kwamanje kwamanye amazwe uyabulawa uma uvuma ukuthi uJesu Kristu uyi Nkosi nomsindisi
• Lokhu kusho ukuthi kufanele wamukele ukufa ufele eNkosini
• Kuyisibusiso
• Ungamphiki uJesu Kristu ngoba usaba ukufa
• Amandla ensindiso ngo Kristu akhona Noma
• Sigula
• Sihlaselwa
• Sidingiswa
• Sibulawa
Revelation 14:13
Ngase ngizwa izwi livela ezulwini, lithi: “Loba ukuthi: Babusisiwe abafileyo abafele eNkosini kusukela kulesi sikhathi.” “Yebo,” usho uMoya, “ukuze baphumule ekukhandlekeni kwabo; ngokuba imisebenzi yabo iyabalandela.”
• Amandla kaJesu Kristu okusisindisa asegazini lakhe
• Ngaphandle kwegazi lika Jesu Kristu akukho ukusindiswa
• Abazalwa Nabo uqobo lwabo bamnqoba ngegazi leWundlu
• Banqoba nangezwi lobufakazi babo,
• Futhi abaku thandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni
Revelation 12:10-11
Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. Nabo uqobo lwabo bamnqoba ngegazi leWundlu nangezwi lobufakazi babo, futhi abaku thandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni.
• Ngesikhathi se tribulation ngezikhathi zokugcina ulaka Luka Sathane against God’s people luzokuba luphezulu kakhulu
• Kuzoshuba kakhulu
• Abazalwane kufanele banqobe ngokukholwa ngu
• Uma beam ezwini lika Nkulunkulu bazomnqoba uSathane
• Uma abazalwane befakaza ngo Kristu bazokuba nesibindi
• Bangahlehli banqobe
• Umuntu okhulumayo ngo Kristu
• Afakaze ngaye noma impi ishisa uyama ekukholweni
• Ukubhekana no Sathane akulula
• Kudinga abazalwane bathi
1.invest in the death of Jesus Christ
2.to be active in witnessing
- to be willing to make any sacrifice ngenxa ka Kristu,including death
• USathane ufuna ngayo yonke indlela ukuthi sibuyele ebugqileni besono
• Kodwake day by day
• And night by night
• Sidinga ukunqoba by the blood of the Lamb
• Ngegazi lika Jesu Kristu
Revelation 12:11
Nabo uqobo lwabo bamnqoba ngegazi leWundlu nangezwi lobufakazi babo, futhi abakuthandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni.
• Inhloso enkulu ka Sathane ngomuntu u kuqeda ubudlelwane obuhle esinabo no Nkulunkulu
• USathane uyazi ukuthi uma sikholwa ngu Jesu Kristu
• Izono zethu zasuliwe
• Sithethelelwe iziphambeko zethu
• Asiyi esihogweni
• Siya kophila no Nkulunkulu inguna phakade
• So uSathane uyabhonga njenge bhubesi ufuna ukusibona sibhubha
• Sifa ingunaphakade naye esihogweni
1 Peter5:8
Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya;
• Igazi lika Jesu Kristu yibona lodwa elikwazi ukususa izono zethu
• It is the blood of the Lamb
• It sets us free from slavery to sin and Satan ‘s control
• Linamandla igazi lika Jesu Kristu
1 Peter 1:18-19
nazi ukuthi anihlengwanga ekuhambeni kwenu okuyize enakunikezwa ngawoyihlo ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, kodwa ngegazi elinqabileyo likaKristu kungathi elewundlu elingenacala, elingenabala;
• Nabo abazalwane besikhathi se tribulation
• Bazohlanza izingubo zabo zibe mhlophe qwa kulo igazi lewundlu
Revelation 7:14
Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu.
• Mhlazane uJesu Kristu efa esiphambanweni,
• Igazi lakhe lasithengela uNkulunkulu from every nations
• From every tribe
• And from every language
• Sihamba nje sithengiwe ngegazi lika Jesu Kristu
Revelation 5:9
Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,
• Igazi lika Jesu Kristu lichithekile for the forgiveness of our sins
Mathew 26:28
ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.
1 John 1:7
kepha uma sihamba ekukhanyeni, njengalokhu yena uqobo esekukhanyeni, khona sinenhlanganyelo omunye nomunye, negazi likaJesu iNdodana yakhe liyasihlambulula ezonweni zonke.
• USathane uzama ngayo yonke indlela ukusibeka amacala
• But but we overcome by the blood of the Lamb.
Romans ,,8:1-2
Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu. Ngokuba umthetho kaMoya wokuphila okuKristu Jesu ungikhululile emthethweni wesono nowokufa.
• Kwelika Moya besiboshiwe ngamaketango
• UJesu Kristu wafika empilweni yethu wasikhulula
• Now we are spiritually free from the bondage of sin
John 8;35-36
Isigqila kambe asihlali phakade endlini; kepha indodana ihlala phakade. Ngakho-ke uma iNdodana inikhulula, niyakuba ngabakhululekileyo impela.
• UJesu Kristu akafikelanga emhlabeni ukuzobe izwe amacala
• Kodwa uJesu Kristu ufikile ukuzo khulula umhlaba oboshiwe
• Ngo Jesu Kristu uNkulunkulu ufuna ukukhuluma noku sindisa umhlaba
• Okholwa ngu Jesu Kristu uyosindiswa
John 3:17-18
Ngokuba uNkulunkulu kayithumelanga iNdodana ezweni ukuba yahlulele izwe, kodwa ukuba izwe lisindiswe ngayo. Okholwa yiyo kahlulelwa; ongakholwa usahlulelwe, lokhu engakholwanga egameni leNdodana ezelwe yodwa kaNkulunkulu.
• Bonke abakholwayo yigazi lendodana Ka Nkulunkulu Baya sindiswa
• Whether in the past
• Today or in the
Future
• Uma nje bekholwa ngu Jesu
• We are saved the blood of the lamb
• Siyanqoba ngegazi lika Jesu Kristu
• Kuze kube yimanje uJesu Kristu uhleze ehlezi ngakwe sokunene sika Nkulunkulu
• UJesu Kristu uyasinxusela imihla ngemihla
Romans 8:33-35
• Ngubani ozakumangalela abakhethiweyo bakaNkulunkulu na? UNkulunkulu ungolungisisayo; ngubani olahlayo na? UKristu Jesu owafayo, yebo impela, owavuswa kwabafileyo, ongakwesokunene sikaNkulunkulu, nguyena osinxuselayo. Ngubani ozakusahlukanisa nothando lukaKristu na? Noma ukuhlupheka, noma ukubandezeka, noma ukuzingelwa, noma indlala, noma ukuhamba ze, noma ingozi, noma inkemba, na?
• Ngo Jesu Kristu singaphezu kwabanqobi, despite everything in the devil’s arsenal ukuthi angasishaya nganoma yini.
Romans 8:37
Yet in all these things we are more than conquerors through Him who loved us.
• Singavumeli muntu asibeke amacala
• Mhlasi bhabhatiswa, thinasonke sangcwatshwa kanye no Kristu
• Siyakholwa ukuthi sivusiwe Kanye naye to a new life
• Ethethelele izono zethu zonke
• Onke amacala uSathane awabeka phezu kwethu uJesu Kristu ngegazi lakhe uyawa sula
• Siphuma singenacala enkantolo yamanga ka Sathane
Colocians 2:12 -16
nimbelwe kanye naye ngombhapathizo, okungawo futhi navuswa kanye naye ngokukholwa ngamandla kaNkulunkulu owamvusa kwabafileyo. Nani-ke ebenifile ngeziphambeko nangokungasoki kwenyama yenu wanenza nibe ngabaphilayo kanye naye esithethelela zonke izono zethu; esehlangule incwadi yecala lethu, emelana nathi ngemiyalo yayo, wayeyisusa ngokuyibethela esiphambanweni; ebaphucile ababusi nabanamandla izikhali wabathela ngehlazo obala, ebanqoba ngaso. Ngakho makungabikho muntu onilahla ngokudla nesiphuzo, noma ngemikhosi, noma ukwethwasa kwenyanga, noma amasabatha,
• Uma uSathane esibeka amacala kufanele simtshele ukuthi
“ Ngikhululiwe emaketangweni esono
• I have been set free
• Kuna
bazalwane bethu abakholwa bafa before uJesu Kristu ‘s advent’ yokuqala
• Jesus Christ ‘s first advent is His first coming as baby
• As a child
• As youth
• As an adult
• As a preacher
• As a teacher
• To die for our sins
• Bese kuba nabazalwane bethu abazokholwa nge tribulation period
• Bese kuba yeBandla likaNkulunkulu esikholwa nge Church Age
• What is common kubona bonke lababazalwane ukuthi
• Bonke basindiswa ngegazi
• Futhi bonke kufanele bakholwe ukuthi izono zabo zithethelelwe ngegazi elichithekile
• Abazalwane be Old Testament uNkulunkulu waba hlinzekela ngegazi lemihlatshelo yezilwane ezingenasici
• Kwakuyi sivumelwano esidala
• Namhlanje yisikhathi sesivelwano esisha
• Isivumelwano segazi lika Jesu Kristu
• Lesi yisikhathi se Church Age
• Isikhathi se tribulation ( After the Rapture) nese Church Age
• Zona uNkulunkulu wasihlinzekela nge gazi lendodana yakhe
John 3:16
“Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.
• Thinasonke abensindiso ngegazi singabombuso wengu naphakade
• What is common ngathi ukuthi
• Our sins are forgiven
• Lokhu makes us qualify to live with God forever
• Igazi lisenza sibuyisane no Nkulunkulu
Daniel 7:27
Umbuso nokubusa nobukhulu bemibuso phansi kwalo lonke izulu kuyakunikwa isizwe sabangcwele boPhezukonke; umbuso wakhe ungumbuso ongunaphakade; yonke imibuso iyakumkhonza, imlalele.’
Revelation 20:4
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane
• Bobathathu labazalwane begazi bazobuya no Jesu Kristu nge Second Coming of Jesus Christ
• Bazongena kwi Millennial Kingdom of Jesus Christ
• Okuyiminyaka eyi nkulungwane uJesu Kristu ebusa umhlaba
• I Millennial Kingdom ingukubusa okuzayo kuka Jesu Kristu
• Ethatha isihlalo sobukhosi sika Davide lapha emhlabeni Jerusalem kwa Israel.
• Bonke ayangena kwi Millennial Kingdom of Jesus Christ will be redeemed by God
• Bazokube bethethelelwe isozono zabo
• Benziwe ngegazi lika Jesu Kristu baba ngabalungileyo ukuthi banga hlala forever no Nkulunkulu
Isaiah 35:8–10
Kuyakuba khona umendo nendlela eyakuthiwa iNdlela Yobungcwele; ongcolileyo akayikuhamba ngayo, kepha iyakuba ngeyabantu bakhe; abahamba ngayo, noma beyiziwula, abayikuduka kuyo. Akuyikuba khona lapho ingonyama, nesilwane esihahayo asiyikukhuphukela khona; lokho akuyikufunyanwa khona, kepha abakhululiweyo bayakuhamba ngayo. Abahlengiweyo bakaJehova bayakubuya baye eSiyoni ngokwethaba, intokozo engunaphakade ibe phezu kwamakhanda abo; bayakuthola ukujabula nokuthokoza, kubaleke usizi nokububula.
• Ku Millennial Kingdom of Jesus Christ bahlukene kabili abantu abazohlala khona lapha emhlabeni
- Kuzohlala kwi Millennial Kingdom of Jesus Christ,physically, abantu amanemizimba enenkazimulo ka Nkulunkulu
• Lena yimizimba efana nomzimba kaJesu Kristu ayenawo evuka ekufeni
• Lomzimba awufani nalomzimba wethu onezinkinga
• Ungumzimba ongaboli
• Ongangenwa sifo
• It is a perfect body given to us by God ukuba siphile ingunaphakade sikuwo - Bese kuba ngabantu abanomzimba walapha emhlabeni,the earhily body.
• Lona ngumzimba engikuwo njengamanje njengoba ngibhala lesisifundo
• Labo amanemizimba enenkazimulo ka Nkulunkulu bahlukene ka thathu - Abokuqala kwabanemizimba enenkazimulo kukhona:IBandla, the Church.
• IBandla imizimba yabo basithole nge Rapture
• Bavuke nayo
• Abanye baguqulwa ngokuvphazima kweso imizimba ebolayo yaba yimizimba engaboli
1 Thessalonians 4:13–18
Kepha asithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenalo ithemba. Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa, wavuka, ngokunjalo-ke uNkulunkulu uyakubaletha nabaleleyo kuJesu kanye naye. Ngokuba lokho sikusho kini ngezwi leNkosi ukuthi thina, esisekhona sisasele kuze kube sekufikeni kweNkosi, asiyikubandulela nempela abaleleyo, ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala, khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo. Ngakho-ke duduzanani ngalawo mazwi.
1 Corinthians 15:21–23: 51–53
Ngokuba lokhu ukufa kweza ngomuntu, ukuvuka kwabafileyo nakho kweza ngomuntu. Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa. Kepha yilowo nalowo ngesigaba sakhe: uKristu kuqala, bese kuba ngabangabakaKristu ekufikeni kwakhe, Bhekani, ngiyanitshela imfihlakalo; asiyikulala sonke, kepha siyakuguqulwa sonke, ngesikhashanyana, ngokuphazima kweso, ngecilongo lokugcina; ngokuba icilongo liyakukhala, abafileyo bavuswe bengenakubola, thina siguqulwe. Ngokuba lokhu okubolayo kumelwe ukwembatha ukungaboli, nalokhu okufayo kumelwe ukwembatha ukungafi.
2.Abesibili kulabo amanemizimba enenkazimulo ka Nkulunkulu,kukhona:
I Tribulation martyrs
• Abazalwane abamukele UJesu Kristu ngesikhathi se tribulation bazohlushwa babulawe
• Uma uJesu Kristu ebuya nge Second Coming, labazalwane will be resurrected bangene in the Millennial Kingdom of Jesus Christ
Revelation20:4–6
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane. Abafileyo ababesele kabaphila yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane. Lokhu kungukuvuka kokuqala. Ubusisiwe, ungcwele onesabelo ekuvukeni kokuqala; kulabo ukufa kwesibili akunamandla, kepha bayakuba ngabapristi bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse kanye naye iminyaka eyinkulungwane. - Abesithathu kulabo amanemizimba enenkazimulo ka Nkulunkulu, kukhona:
The Old Testament saints
• Siyakholwa ukuthi bayovuka kanye kanyekanye nabazalwane ne tribulation Daniel 12:2
Abaningi abalele emhlabathini wothuli bayakuvuka, abanye bavukele ukuphila okuphakade, abanye ihlazo nokunengwa okuphakade.
• Abazalwane amanemizimba yasemihlabeni yilabo uJesu Kristu azobuya besaphila nge tribulation
• Futhi abakwazile ukusinda bangafi futhi bangabulawa ngesikhathi kubulawa amakholwa
• Nabo labazalwane bahlukene kabili
• Kukhona: - Abezizwe abakholwayo
- Na Ma Juda akholwayo
Questions about the End Times
©
Leave a comment