QALA NGOKUYONGA IMALI NGAPHAMBI KOKUYI SEBENZISA

Thank you so much brother, Zenzo!!!Siyabonga Msindazwe

First save money and  then spend  it.
Yes  ,the fact that you can’t buy  cash ,is a sign that it will be difficult for you to pay your debts .Ungaziqali izikweledi.You better save and wait until you have enough money and then spend it in cash .

Ngiyayizwa futhi kakhulu  le yokuthi ” In a situation where there  is no debt, there is  peace of mind in the family.Let us be driven by need and  not by want.Wants are unlimited.Needs are limited.

IsiZulu sithi ” ungavumi ukulahlekelwa okukhona ngokungekho.” If you buy” ngokunge nasidingo, uzogcina  usudayisa impahla yakho ukuze ukhokhele oma Shonisa .” You borrowed money to buy something you don’t need ”  ngoba nje ubone umakhelwane wakho ethenga.You end up being stressed and full of agony every day of your life.

Ngiyalithanda iphuzu elithi, “Ungaphumi uzama ukubukeka ucebile”. Masizifundise ukuphila ngalokho esinakho kuze kube yilapho sesilungile. Abantu abaningi abaphila kahle namuhla  bavela kwabampofu kakhulu kodwa manje sebephila kangcono.

Matthew 6:26-34

Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla. Nina kanizidluli kakhulu na? Ngumuphi kini ongelekela ebudeni bakhe ingalo ibe nye ngokukhathazeka na?  “Nikhathazekelani ngesambatho na? Qaphelani iminduze yasendle ukuthi imila kanjani; kayikhandleki, kayiphothi; kepha ngithi kini: NoSolomoni ebukhazikhazini bakhe bonke wayengembathisile okomunye wayo. Uma uNkulunkulu embathisa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, ngomuso buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na? Ngakho-ke ningakhathazeki nithi: ‘Siyakudlani?’ noma: ‘Siyakuphuzani?’ noma: ‘Siyakwembathani na?’ Ngokuba konke lokhu abezizwe bayakufunisisa; ingani uYihlo wasezulwini uyazi ukuthi niyakudinga konke lokhu. Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina. Ningakhathazeki ngengomuso, ngokuba ingomuso iyakukhathalela okwayo. Inkathazo yosuku yanele lona.

Zakhula izingane.Abazali babe ngazi ukuthi they were blessed until their blessings manifested in their children years later when the parents were no more.Nathi” we must understand that if we can’t see the manifestation of our blessings from our God now”,akusho ukuthi azikho izibusiso zethu.Akusho ukuthi asibusisiwe.We are all blessed with all the spiritual blessings.Wena ubusisiwe kakhulu.Uma ukholwa nguJesu Kristu futhi umethembe yena yedwa you blessed

Hebrews 10:23

masibambisise isivumo sethemba lethu singaxegi, ngokuba ukholekile lowo owethembisayo;

Othembisile uyakwenza akushilo.We do have our blessings.Izibusiso zethu zifihliwe ezulwini.Isizukulwane sethu sesithathu nesesine” will experience the manifestations of our blessings.”

Genesis 12:1-3

UJehova wathi ku-Abrama: “Phuma ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona. Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu, wena ube yisibusiso. Ngiyakubabusisa abakubusisayo, nokuqalekisayo ngiyakumqalekisa; imindeni yonke yomhlaba iyakubusiswa kuwe.”

Abraham did not enjoy his blessings,but we ,the heirs,do see and enjoy the benefits of Abraham ‘s blessings We are saved.Our sins are forgiven .Abraham’s blessings are ours.It is logical that our blessings will fall into the hands of our descendants.

Okhokho bethu babephila ngalokho okukhona benga qhudelani nomakhelwane.Lento yayenza izingane zingaboni ukuthi  impilo yayinzima ekhaya.

Asifunde ukubekelela ” Emergence fund”

Leave a comment