NGOKUZALWA YINTOMBI NTO, UNKULUNKULU WABA YINYAMA WAHLALA PHAKATHI KWETHU

John 1:14

ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.

1.  Ukuzalwa yintombi nto kukaJesu Kristu, kwaba yindlela enhle uNkulunkulu ayikhetha yokuza kubantu bakhe  emhlabeni.

2. UNkulunkulu ungu Nkulunkulu.

3. UyiNdodana

4. UnguMoya oNgcwele.

5. Eyindodana uze emhlabeni wazonikela ngegazi lakhe ukuba lihlanze izono zethu 

6.Ungu Nkulunkulu 100%.

7. UNkulunkulu esemhlabeni waba ngumuntu 100 %. eyindodana impela

8. Ngegazi lakhe,uNkulunkulu wabe ezoqeda nya ngokufa.

John 3:16

“Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

Leave a comment