BABUSISIWE ABAKHALAYO NGOKUBA BAYODUDUZWA

Matthew 5:4

Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa.

Kubalulekile ukwazi ukuthi kulencwadi uJesu Kristu akaqondile ukukhala lokhu esikujwayele,umuntu akhale ngoba ezwa ubuhlungu.

” Babusisiwe abakhalayo. . . “

Lokhu kukhalo nokubusiswa komuntu kusho ukukhala ngoba ufisa ukuthi uNkulunkulu akuthethelele izono zakho.

Lokhu kukhala kuka moya kuza kuletha  ukuthethelelwa  kwezono zomuntu ngo Kristu.Uma ungenaye uJesu Kristu  empilweni yakho noma ungakhala kangakanani ayikho induduzo ephelele.UNkulunkulu uletha indududuzo ephelele kumuntu ngoJesu Kristu. 

UDavide uthi ubusisiwe umuntu oziphambeko zakhe zithethelewe

Psalms 32 :1-11

Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisibekelwe. Ubusisiwe umuntu uJehova angambaleli isiphambeko, kungekho nkohliso emoyeni wakhe. Kwathi ngithule, amathambo ami aguga ngokububula kwami usuku lonke. Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela* Ngasivuma isono sami kuwe, angisifihlanga isiphambeko sami; ngathi: “Ngizakuzivuma izono zami kuJehova,” wena wathethelela icala lesono sami. Sela* Ngakho-ke yilowo nalowo olungileyo makakhuleke kuwe ngesikhathi sokukufumana; impela kuyakuthi lapho amanzi amakhulu ekhukhula, angafinyeleli kuye. Wena uyindawo yami yokucasha; uyangilondoloza ngingahlupheki; ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela* Ngizakukufundisa, ngikubonise indlela ozakuhamba ngayo; ngizakukululeka ngeso lami. Ningabi njengehhashi nembongolo engenangqondo; umkhala netomu yimvunulo yayo yokuyiqondisa, uma ingasondeli kuwe. Omubi unezinhlupheko eziningi, kepha othemba uJehova umusa uyakumphahla. Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke baqotho ngenhliziyo.

“Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisitshekelwe.  Ubusisiwe umuntu iNkosi engambaleli isiphambeko, nokungekho nkohliso emoyeni wakhe”

Psalms 32: 1-2

Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisibekelwe. Ubusisiwe umuntu uJehova angambaleli isiphambeko, kungekho nkohliso emoyeni wakhe.

Ubani umuntu osono sakhe sithethelelwe,nosono sakhe sisibekelwe na?

Yiloyo nalowo  okholwa yiNkosi uJesu Kristu.UJesu Kristu wenze ” a complete work in the lives of mankind.This is to reconcile man to God by shedding His blood” ukuze izono zabobonke abakholwa nguye basindiswe.Bathethelelwe oziphambeko zabo.

UDavide uthi thinasonke siyiBandla lika Nkulunkulu sibusisiwe ngoba uMoya oNgcwele kamniki ukuthula umuntu onesono esingathethethelelwe aze asivume isono UMoya oNgcwele uyamcindezela angabinakho ukujabula aze asivume isono sakhe kuJesu Kristu.

Psalms 32:3-5

Kwathi ngithule, amathambo ami aguga ngokububula kwami usuku lonke. Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela* Ngasivuma isono sami kuwe, angisifihlanga isiphambeko sami; ngathi: “Ngizakuzivuma izono zami kuJehova,” wena wathethelela icala lesono sami. Sela*

UNkulunkulu uyabathethelela labo abavuma izono zabo kuYe 

1 Johane 1:8-10

Uma sithi asinasono, siyazikhohlisa, neqiniso alikho kithi. Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi. Uma sithi asonanga, simenza umqambimanga, nezwi lakhe alikho kithi.

Kulabo abakholwa yi Nkosi uJesu Kristu, uNkulunkulu uletha kubo induduzo yaphakade , futhi kulapho kuvela khona ukubusiswa kokulila kokuhlonipha uNkulunkulu:

“bayoduduzwa”

Math. 5:4

Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa.
NgokukaMathewu

2346700)+-_#@*:;???!:*¥¢^={}}∆×π√|¥^^={}][✓✓™©

iletha induduzo yaphakade kubo, futhi yilapho kuvela khona ukubusiswa kokulila kokuhlonipha uNkulunkulu: “bayoduduzwa” (Math. 5:4).

Izinkinga nezono zomhlaba zinzima kakhulu ukuthi ungaqhubeka uzithwele. “Pakisha izinkinga zakho esikhwameni sakho esidala, bese umomotheka, umomotheka, umomotheka.” Kodwa uJesu akasitsheli ukuthi senze lokho. Akasitsheli ukuthi siyikhombe. Uthi, “Vumani izono zenu, nilile, nilile, nilile.” Ngoba kuze kube yilapho isono sesivunyiwe, sithethelelwe futhi sisuswa, awukwazi ukuthola injabulo yeqiniso.

Kunesiqephu esithakazelisayo somBhalo mayelana naleli qiniso. Itholakala kuJakobe 4, futhi kuyamangaza ngoba isiqephu esifanayo esikhuluma ngokushiya izono futhi uzikhalele yisona siqephu esikhuluma ngokujabula nokuphakanyiswa. “Sondelani kuNkulunkulu, naye uyosondela kini. Gezani izandla zenu nina zoni, nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili. Yibani lusizi nilile, nikhale; Ukuhleka kwenu makuphenduke ukulila, nentokozo yenu ibe usizi. Zithobeni phambi kweNkosi, khona iyakuniphakamisa” (Jakobe 4:8-10). UJames uthi lapha kunesidingo esikhulu sokukhala ebandleni kunokuhleka. Akasho ukuthi amaKristu kufanele akhale ama-Eeyores acindezelekile (avale uWinnie the Pooh). Kodwa ngokusobala la makholwa ayesiphatha kabi isono lapho ukusabela okufanele esonweni “kuwukulila. . . ukukhala. . nesigayegaye” (v. 9).

UNkulunkulu uletha induduzo yaphakade kulowo olilela isono futhi aphenduke. Lokho kusho ukuthi “Babusisiwe abalilayo, ngokuba bayakududuzwa.”

Leave a comment