MTUBATUBA EDUKUDUKU 25 July 2025
Impela bazalwane i nkonzo yayizolo, bathandekayo, ibinogcobo luka Nkulunkulu olumangalisayo. Abahleli bayo nano Nkulunkulu.Bengiqala ukubona inkonzo kaMasipala esezingeni eliphezulu kanje.Bekuyi Conference enkulu under the leadership of uMhlonishwa Mthethwa.INkosi isigcine sibe nayo lenkonzo na next year sesizothula ama report omsebenzi omuhle wama Sector wonke ka Masipala wethu.
Ngiyafisa ukuthi Siqale sizenze izinkonzo ezifuze le kuma Ward 1 to 23 every quarter umakwenzeka.Kubekhona UKUSEBENZISANE phakathi kwamakhansela ,abefundisi,Ward committees no Coordinator bawo onke lama Sector adekhuluma Izolo.UMasipala ubengu Mkhombandlela.Sesi nayo indlela esizohamba kuyo up to July 2026.Ukuthuthukisa uMphathi akuyona i EVENT kodwa kuyi “ON GOING CONCERN”.Kuyi “Process” .Siwuphiko lwabefundisi uNkulunkulu wethembele kithi ukushintsha IZIMPILO ZABANTU bethu. uJesu Kristu uthi thina singukukhanya kwezwe.
Ake sisukume bazalwane singene no Nkulunkulu wethu emphakathini.Uzobona eMtubatuba uzogcina ufundisa nabanye omasipala ukuthi kuyenzeka ukuthuthukisa umphakathi uma sibiza uNkulunkulu.Sikhulekele abantu bonke,amakhosi nabaholi bezwe lethu.Sonke sisenkingeni uSathane uhlasela ngayo yonke indlela IZIMPILO zethu akalali. Kubi kakhulu.Kodwake MKHULU ONGAKITHI KUNAYE OSEZWENI.We need to regroup and fight back in the name of Lord.
Siyabonga Masipala wethu Mtubatuba Local Municipality.We are behind you,leadership.
Leave a comment