NTULUFAKAZI ENTABENI
AMAZWI OKUBONGA
1 Thessalonians 4: 16-17
ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala, khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo.
Genesis 12:1-4
UJehova wathi ku-Abrama: “Phuma ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona. Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu, wena ube yisibusiso. Ngiyakubabusisa abakubusisayo, nokuqalekisayo ngiyakumqalekisa; imindeni yonke yomhlaba iyakubusiswa kuwe.” Wayesesuka u-Abrama, njengalokho uJehova emtshelile; uLoti wahamba naye; u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu mhla ephuma eHarana.
1 . UBUKHONA BUKANKULUNKULU
2 . UBUKHOSI BENDABUKO. INDUNA UMFEKAYI NOMDENI WAKHE OFUNJWA
3. IKHANSELA NOMKHANDLU KAHULUMENI
4. UKWAMUKELWA NGUMPHAKATHI WASE MFEKAYI
5. VISIONARY MAMA DUMAKUDE
6. IZINCEKU ZENKOSI
* ABAPHOSTOLI
( APOSTLES )
* ABAPROFETHI (
* ABAVANGELI
* ABELUSI
* ABAFUNDISI
7. AMABANDLA ONKE AKHONA
8 . ABASHAYA IZINSIMBI
9. IMINIKELO EYENZIWA YO BEFORE LENKONZO IQALE.
10. LOGISTICS: ,ITENDE,IZIHLALO,UKUHLANZA INDAWO
Leave a comment