Amen Brother/ Sister Sotomela
Ngicela ( Ngicela uphathe uR100 wokuthenga ) ukukumema emhlanganweni ohlelwe kanje:
1. DATE:
07 FEBRUARY 2026
2. VENUE:
EGARAGE ELIKU N2 UMA UYA E DURBAN BETWEEN EMPANGENI NASE SIKHAWINI
3. TIME :
09HOO
5. AGENDA :
UKUXOXA NGOMBONO WOKUHLELWA KWEZINKONZO NEMISEBENZI YOKUTHUTHUKISA IMIPHAKATHI NOKUFUNDISA ABANTU UKUZIMELA BANGANCIKINKOMO ( DEPENDENCE ), IZINKONZO EZIHLANGANISA IBANDLA LIKANKULUNKULU ( CHRISTIAN UNITY ) LISEBENZE NGOKUBAMBISANA KUMA:
4.1.WARDS
4.2.LOCAL MUNICIPALITIES
4.3.DISTRICT MUNICIPALITIES
4.4.PROVINCIAL GOVERNMENTS
4.5.NATIONAL GOVERNMENTS
4.6.CONTINENTAL GOVERNMENTS
4.7.WORLD GOVERNMENT INC BBD
KULOMHLANGANO SIZOBUKA NAMATHUBA OKUSUNGULWA KWAMAKOMIDI AZOSEBENZISANA KAKHULU NOBUHOLI BENDABUKO NOHULUMENI AMAKHANSELA , IZIMEYA, ONDUNANKULU, OMONGAMELI, NEZINKAMPANI EZIZIMELE, NEZINKAMPANI EZINGENZI NZUZO ( NON PROFIT COMPANIES ) NANAZO ZONKE IZINKAMPANI EZINOMBONO WOKUTHUTHUKISA IMIPHAKATHI NGEZINDLELA EZAHLUKENE.
UMHLANGANO UHLOSE UKUZAMA UKWENZA UKUTHI IBANDLA LIBAMBE IQHAZA ELIBONAKALAYO EKUTHUTHUKISENI IMIPHAKATHI YETHU:
1. NGOKUKAMOYA / SPIRITUALLY
1.1. Ukuhlela izinkonzo ezihlanginisa i Bandla
1.2. Ukukhuthaza ukwesekwa ngokomoya,
1.3. Ukukhuthaza ubunye eBandleni lika Nkulunkulu
1.4.Ukukhuthaza ukuxhumana phakathi kweziNceku zikaNkulunkulu nabazalwane
kuma:
Wards,
Districts,
Provinces,
Countries,
Continents
and in the World.
1.5.Ukukhulisa umuntu ngamunye nango kwamaqembu ngokomoya ukuze abantu bazi ukuthi uJesu Kristu nguye kuphela ongumlamleli phakathi komuntu noNkulunkulu.Alikho elinye igama esingasinda ngalo ngaphandle kwelika Jesu Kristu.
1.6. Sikhuthaza inhlalakahle yabantu baka Nkulunkulu babe nobunye,nothando nokuxhumana, nobulungiswa kanye nozwela komunye nomunye.
2. MENTALLY
2.1. Ukukhuthaza inhlalakahle yengqondo ukuze abantu bafunde ukuzithuthukisa,bazimele kwezomnotho.
2.2. Ukukhuthaza ukuxhumana komuntu nabanye abantu ukuze umuntu athuthuke
alekeleleke
2.3. Ukwenza abantu bakwazi ukusebenzisa amakhono abo ukuzithuthukisa.
2.4. Ukushintsha ingqondo yabantu
basuke ekuthembeleni kwabanye abantu
baye ekuzimeleni
2.5. Singabuki abantu emphakathini njengantu abadinga usizo,kodwa sibasize bakwazi ukwakha ikusasa labo.
2.6.Ukukhuthaza ubuholi bendawo,bathuthukiswe kwezemfundo,ezenhlalakahle nezomnotho 2.7. Ukukhuthaza ukuthi umphakathi usebenzisane ukuxazulula izinkinga ezivamile emphakathini
2.8.Ukukhuthaza ukubekelana ezimeni lapho imibono ihlukana.
3. PHYSICALLY.
3.1.Ukulekelela ukubona ( identify ) izidingo zomphakathi nokuzama ukuxoxisa nama khansela,izinkampane ezizimele,nezinkampani ezingenzi inzuzo ukuthi yini engenziwa ukuze zitholakale izidingo zomphakathi njenga :
mapaki, nezinkundla zezemidlalo,amahholo
3.2. Ukuthuthukisa
Impilo,
Ukuphepha,
Kanye nezakhiwo zezenhlalakahle nezempilo
3.3.Ukukhuthazwa kwezempilo: Ukudala izindawo ezikhuthaza ukuhamba ngezinyawo, ezemidlalo, kanye nokungcebeleka okufaka isandla ekuthuthukiseni impilo yabantu emphakathini.
3.4.Ukuholwa nguMphakathi: I Community Physical Development iqhutshwa amalungu omphakathi uqobo, achaza izidingo zawo futhi axoxisane nezikhungo ukuze kuthuthukiswe indawo ezungezile.
3.4.Ukwakha ukuxhumana komphakathi, kwemindeni yezingane ezikhubazekile:
Imiphakathi idlala indima ebalulekile ekwakheni isimo esibandakanya wonke umuntu esisekela imindeni yezingane ezikhubazekile.
KAHLE KAHLE UNKULUNKULU WETHEMBE KAKHULU IBANDLA UKUTHI ASEBENZISE LONA UKUDALA UKUTHULA NENTUTHUKO EMIPHAKATHINI.
OZITHOBAYO
JBW DLAMINI
ORGANISER
Leave a comment