BHISHOP  VUSI DUBE OF ETHEKWINI COMMUNITY CHURCH

Bhishop Vusi  Dube

Ngiyakubingelela, Nceku yeNkosi, egameni leNkosi uJesu Kristu.

My name is  Pastor Jabulani Dlamini. I am the Teacher of the Word of God.

Though I am  retiring in December 2026, I am  the Principal of Ntulufakazi Primary School, in Ward 19 , Mtubatuba Local Municipality, uMkhanyakude District Municipality,KwaZulu-Natal Province ,  South Africa.

Nzwakele!
Bhishop Wami

Ngiyakholelwa ekuhlanganisweni kwezindlela Zokuthuthukisa Umphakathi

Top –  Down Approach and the Bottom – Up Approach,

Sengathi uHulumeni angathi enza kusuka phezulu ukuthuthuka kuza kithi phansi,nathi siwumphakathi sibe sizama kubekhona esikwenzanzayo ukuzithuthukisana :

From the Wards,Local Municipalities, District Municipalities ,Provincial Governments up to the Nationwide level of the Community Development.

Asimhlangabeze uHulumeni wethu ngokulekela sithuthukisane.

Kahle kahle,siyizwe elikhulu kakhulu eline ” population” enkulu nama ” resources” amancane ukuthi siwumphakathi singasonga izandla silindele ukuthi uHulumeni ” will  supply us  with everything we need “.

Ukulekelela uHulumeni  wethu ngibona ukuthi siyiBandla kungaba kuhle ukuthi sisebenzisane nama Bandla nama ” Organizations ” akhululekile ukubamba iqhaza entuthukweni yomphakathi.

I am the founder of the Church called ” The Church Ministries International “.

As a Church Leader , I believe in the effective and efficient functioning of all Church Ministries in the Body of Christ.Ngikholelwa ekutheni iziphiwo ( Gifts ) esinazo siyiBandla   kufanele zivuselelwe zikhululwe zithuthukiswe  ukuze  uNkulunkulu asilekelele sithuthukise abantu bethu ngalokho esinakho.

Ngiyakhumbula ukuthi uqala umsebenzi kaNkulunkulu eThekwini Nzwakele,ubukugcizelela ukuthuthukisa amakhono e Youth. Youth Skills Development  is no doubt the Community Development.Youth is the Future of our country”.Alikho ikusasa lalelizwe uma abantu aBasha bengabambi iqhaza ekuzithuthukiseni  nasemnothweni wezwe.

Ukuthuthukisa amakhono entsha kuma Wards kuzosisiza ukulwa nokuntuleka kwamathuba  emisebenzi entsheni  okuphezulu.

Isibonelo umuntu omusha okwazi ukwenza imisebenzi yamakhono eWardini ahlala kuyo angakwazi ukuziphilisa ngaphandle kokubheka uHulumeni.

1 . plastering
2. painting
3. panel beating
4. ukubeka isitini
5. ukungenisa izihambi (ukubhaka, ukupheka),
6. ukuziqalela ibhizinisi elincane
nokunye okunjalo

.

I am also  a Founder of a Non – Profit Company called ” The Church International Body of Christ “.

Izinhlangano ezingenzi nzuzo (ama-NPO) ziqhuba intuthuko yomphakathi ngokubhekana nezidingo zomphakathi, , ekugcineni zithuthukisa imali yomphakathi futhi zinike amandla ( empowering) abantu abahlukunyeziwe .

Bishop Dube
Man of God

UNkulunkulu ungambulele ukuthi  iBandla likaNkulunkulu sesifikile isikhathi sokuthi   lihlangane libambane libumbane kuma        ” WARDS in the Local Municipalities ” ukuze likwazi  ukubamba iqhaza elibonakalayo ezweni ukuthuthukisa imiphakathi, using ” The Top –  Down and the Bottom – Up Approaches simultaneously ” in the Community

i ) Spiritual,
ii) Physical ,
iii) Psychological and
iv ) Socio – economic Development,

to mention a few, supporting the tremendous efforts made by the Governments ( National , Provincial and Local Governments) to change the lives of our people.

UHulumeni uyalidinga iqhaza  leBandla likaNkulunkulu kanye namalunga emiphakathini  ukuthuthukisa izimpilo  zabantu bezwe lethu.

Ukuze abantu babone ukuthi ukhona uNkulunkulu ngibona kufanele  siyiBandla  sibe ‘ fully involved in the rebuilding of our country “.

1 Timothy 2:1-2

Ngakho-ke kuqala kukho konke ngiyala ukuba ukunxusa, nokukhuleka, nokucela, nokubonga kwenzelwe abantu bonke, amakhosi nabo bonke abakhulu, ukuze sihlale kahle nangokuthula, ngokumesaba uNkulunkulu nangesizotha esipheleleyo.

John 17: 20-21

“Angiceleli laba bodwa kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo ukuba bonke babe munye, njengalokhu wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.

Greater is He who is in us than the one  who is in the world.

1 John 4:4

NingabakaNkulunkulu nina bantwanyana, nibahlulile, ngokuba lowo okini mkhulu kunaye osezweni.
.

Bishop Dube, uNkulunkulu ungisizile ngasungula ” a programme that will help to Galvanize the people of our country, regardless of belief,race and creed, in the Local governments making the members of the Church participate as a whole / unit in changing the lives of our  people.

UJesu Kristu wakhuleka ukuthi siyiBandla likaNkulunkulu sibemunye.

Ngikubonile Nzwakele ukuthi uyayithanda into ehambayo futhi ehlelekile .Ngikubone sisese  DCC ngaphinda ngakubona  e ECC.Ngase ngifundukela eMtubatuba ngokomsebenzi .Ngiyalazi igalelo lakho ekuthuthukiseni amakhono entsha.

Ade nginawe emngcwabeni wakwa eCinci eKing Cetshwayo District.

Ngiyacela ubuke umbono ongezanzi ukuze nawe ube ” ON BOARD ” kwesikwenzayo bese ngicela ukuthi ufake ” your own ideas and support “.

I The Church International Body of Christ ( TCI ) isebenza phakathi kwama :

Wards
Local Municipality
District
Provinces
Nations
Continents of the World

Sisebenza phakathi kwabantu
Amanyuvesi,
Izikole,
Izikhungo zokufunda.
Izindlu zokushicilela,
Imisakazo,
Kanye neziteshi zomphakathi omabonakude

I-TCI ihlose ukuhlanganisa nokwaluleka  imiphakathi yendawo ukuba ivuke izithathe.Saluleka imiphakathi ngokubaluleka kokukhiqiza imikhiqizo  (  manufacturing products) futhi inikeze imisebenzi ( providing services) edingwa wumphakathi. Zonke lezizinguquko   zizoshintsha izimpilo zabantu abaningi base Ningizimu Africa ngoba zizokwenza abantu bathole inzuzo.

Ukuze sifeze lenjongo senza ama-workshop sibe  nokuqeqesha emiphakathini yethu.

TCI  ” aims to make research investigations ukuthi singabathtukisa kanjani abantu :

(i ) Ngokomoya / Spiritual Development 
(ii) Ngokwe ngqondo / Mental Development
(iii) Ngokwenyama  / Physical Development and
(iv) Ngokwenhlalo nangokomnotho/Socio – Economic Development.

I TCI ifisa ukuhlonza ( assess ) izikhala zamakhono ukuze sithole ukuthi yimaphi amakhono adingwa ngumphakathi ukuze uthuthuke .

ADMINISTRATION AND MANAGEMENT STRUCTURE  ( EXTRACT FROM THE AGENDA OF THE 07th FEBRUARY 2026 MEETING)

5.Matters for Discussion

5.1. Ukwethulwa kombono :

5.1.1.Ward  Church  Organizers ( WCO),

5.1.2. Local  Municipality Church Organizers ( LMCO )

5.1.3. District Municipality Church Organizers ( DMO )

5.1.4. Provincial  Church Organizers (  PCO )

5.1.5.National Church  Organizers (  NCO )

5. 1.6. Continental Church Organizers ( CCO )

5. 1.7. World  Church Organizers ( WCO )

All Church Organisers shall have the following Office Bearers:

5.2.1. Chairperson
5 2.2.Deputy Chairperson
5.2.3. Secretary General ( SG )
5. 2.4. Deputy Secretary General ( DSG )
5. 2. 5. Treasurer
5. 2. 6.  Community Spiritual Development Desk Officer ( CSDDO )
5 2.7. Community Physical Development Desk Officer ( CFDDO )
5.2.8. Community Psychological Development Desk Officer  ( CSDDO )
5.2.9. Community Socio – economic  Development Desk Officer  ( CSEDDO )

5. 3. Non Profit Company  to perform the Administrative and Managerial Duties of the Church Unity :

The Church International Body of Christ , hereafter referred to as ” TCI “

SIYI TCI SIYASIHLONIPHA ISIGABA 15  SESAHLUKO 2 ( Bill of Human Rights )   KUMTHETHOSISEKELO WASE NINGIZIMU AFRICA ESIQINISEKISA UKUTHI  WONKE UMUNTU UNELUNGELO  LENKULULEKO  KANEMBEZA  INKOLO, IMICABANGO  INKOLOLELO KANYE NOMBONO

Asizicwasi izinkolo ezahlukile kulokho esikholela kukho nathi singama Kristu siyafisa ukuthi singacwaswa.

Leave a comment