THE CHURCH MINISTRIES INTERNATIONAL ( TCMI )

Umsebenzi we sonto esiwuqhuba eceleni kwe

” The Church International Body of Christ”

sesawu nika igama lawo le Sonto ukuze bangadideki abazalwane.Sabona ukuthi lena yoMzimba Ka Kristu ingaphezulu kakhulu kubo.Kufanele siyifake kancane besesontweni labo.

Sibanike igama elithi

The Church Ministries International ( TCMI )

I Five Fold Ministries iyona ezokwe ngamela.

thina siphushe umbono wokuhlanganisa umzimba Ka Kristu eceleni TWO IN ONE

Nabo abazalwane sifisa bazizwa benayo. i belonging.

Kuyiqiniso Bhungane ukuthi abantu bayafuna ukwazi ukuthi Basontakuphi. Indaba bayokhishakuyo ngu Kristu esehlwitha IBandla. Bayobona lapho ukuthi singabo Mbuso ongayikushiyela omunye .Wona uyokuma ingunaphakade

Sizokuba neNkonzo yokuqala ye Phasika.Ukuba useduze ubuyofika

Leave a comment