NGICELA UNGICHAZELE UKUTHI UMA. SENGIBATHOLILE  ABANTU ABANGU NINE NGENZENJANI ?

Amen

Pastor LK Luthuli
UMhlathuzi Local Municipality
eSikhawini

Ngiyethemba niyaphila emndenini wako moya,iBandla lika Nkulunkulu nasemndenini yethu yokwenyama.

Thank you for your correspondence.Ngo May 2026 kungu Mgqibelo ngicela usihlelele usuku lwe workshop meeting kanje:

Date :

Venue :

Time :

Ukudla : R100 ngomzalwane ngamunye asikakabi nalo uxhaso.

Agenda : Ukufunda okuqondene no

  1. kubambisana kwaba zalwane Kwa ema Wardini ethu.
  2. Kunikwa ama Roles and Responsibilities of the office bearers in the WARD CHURCH ORGANISATION ( WCO) ( Kunikwa Izindima kanye nomsebenzi okufanele wenziwe ngabaphathi bamahhovisi kwi -WARD CHURCH ORGANISING COMMITTEE- WCOC .

Umasesitholile ukuthi ithini idate enisihlelela yona sizokwenza isimemezelo ukuze abazalwane abakhululekile bakwi Ward enikuyo ,UMhlathuzi Local Municipality, King Cetshwayo District Municipality ne Province yakwa Zulu/Natal bahlanganyele kulezifundo zeBandla likaNkulunkulu.Umasithi May 2026 senzela ukuthi singashayisani nama date abanye abazalwane bakwezinye izindawo.

Sikhumbule ukuthi sikuthuthukisa useSontweni lakho.Awudingi ukuphambana nobuholi bakho ukuze uthole ukusebenza nabanye bazalwane eWardini ( umbono Ka Jesu Kristu uhodwa, UKUSISINDISA .Vele siyiBandla eliya Ku Nkulunkulu oyedwa,akusisizi ukucwasana nokubukelana phansi.Njengoba sikholwa ngu Jesu Kristu nje uSathane uhlala efuna ukusixova njalo akhe ubutha phakathi kwabazalwane eMzimbeni ka Jesu Kristu.

Ozithobayo

Brother JBW Dlamini

Leave a comment