TCI : Duties and  Responsibilities of  the Office Bearers : Imisebenzi kanye nokufanele kwenziwe ngaba Phathi bama Hhovisi e TCI

Duties and  Responsibilities of  the Office Bearers

A LIST OF OFFICE BEARERS IN  TCI AS AN ORGANISATION l

WARD CHURCH ORGANIZING COMMITTEE ( WCOC )

1.Team Leader
2. Chairperson
3. Deputy Chairperson
4. Treasurer
5. Secretary
6. Deputy Secretary
7. Spiritual Development Desk Officer
8. Physical Development Desk Officer
9.Psychological Development Desk Officer
10. Socio – economic Development Desk Officer

  1. Ward Church Organising Committee Team Leader ( WCOCTL).

U – Ward Team Leader unesihlalo kwi Local Municipality Church Organising Committee ( LMCO),eg, Mtubatuba Local Municipality Church Organising Committee

Ubani ongaba yi Team Leader / Who may be a Team Leader ? 

  I Team Leader kufanele kube ngumuntu okholwa yiNkosi uJesu Kristu. Uthatha  i Office  lokusebenza kwi ”  Five – Fold Ministries in the Community Development Hierarchy of Leadership okuhlanganisa nokuthi akhe ubunye eBandleni likaNkulunkulu elisemhlabeni.

Noma ngabe  ungumholi kwi Wardi,Local Municipality,District Municipality, Province,in the Nation, Continent, and/or in the World, lomholi kufanele aqhamuke kwi Five – Fold Ministries – Apostle, Prophet,Evangelist,Teacher and Pastor.

Iyini i” hierarchy of leadership”

uma kwakhiwa i ” Administration and Management Structure of The Church International Body of Christ.

I ” Leadership Hierarchy ”  isho u kuhlelwa kobuholi okuchaza isakhiwo senhlangano esisungula,igunya, kanye namandla okuthatha izinqumo kuwona wonke amazinga okuphatha ahlukene. I “Leadership Hierarchy” isho ukudala uhlaka oluhlelekile lwendlela abaholi abaxhumana ngayo nomunye nomunye kanye nama Komidi abo,kusho ukusungula uchungechunge olucacile lomyalo kanye nokuziphendulela ( accountability )

Nakuba ezosebenza emphakathini onabantu abanezinkolo ezahlukene,kubalulekile ukuthi i Team Leader ibenayo i “License” yoku ngena embusweni ozayo Ka Nkulunkulu  ukuze ekusebenzeni kwakhe konke ethuthukisa umphakathi aholwe ngu Nkulunkulu onamandla onke,onolwazi lonke,futhi othi eseZulwini abe semhlabeni ngesikhathi e sifanayo.

I ” Team Leader ”  isebenza ngokuzimisela  ukuze ifinyelelise inhlangano  emigomeni ehlose ukuyifinyelela kuyo

I Team Leader isebenza njengomxhumanisi  oyinhloko phakathi kwaba Phathi nomphakathi.

 Eminye imisebenzi  eyinhloko ye Team Leader ihlanganisa :

*   wethula imigomo yenhlangano echazwe ngokucacile.(present clearly defined  goals of the organisation)

* ukwabela abanye imisebenzi

* ukukhuthaza ukubambisana emphakathini ukuze kuzuzwe intuthuko engachemile.

* i Team  Leader yenza imisebenzi yansuku zonke ( daily operations)

*ukuxazulula izinkinga, *ukuhlinzeka ukuqeqeshwa okudingwa nguMphakathi.   * ukuguqula umphakathi ube  yindawo yokuthuthuka enhle nekhiqizayo.

* unguMholi wenhlangano  onikezwe  ukuthi anikeze i “support” edingekayo   eWardini ,ku Local Municipality, District Municipality, in the Province,in the Nation and in World .

  • Ungumqondisi we “ group” yabantu anikezwe ukuba abahole.Ukhuthaza ukuthi kusetshenzwe

Leave a comment