UKUBHALA I CIVIL SOCIETY REPORT

Ukubhala umbiko womphakathi ( Civil Society Report) kudinga imibhalo ecacile, esekelwe ebufakazini.

I report kufanele iveze ukuzibophezela kukahulumeni  ukuthuthukisa umphakathi. uHulumeni uveza uhlelo oluqondile lokuthi angawulekelala kunjani umphakathi ukuze uthuthuke emazingeni ahlukene

I Report ibe isiveza ukuqaliswa ( implementation ) kwangempela kohlelo lokuguqulwa kwezimpilo zabantu abakholwa nguhulumeni wentando yeningi .

Izinyathelo ezibalulekile zifaka phakathi

1. Ukuhlola ukuphepha kwendawo lapho kuzosetshenzelwa khona ukuthuthukisa umphakathi

2. Ukuqoqa i data / information ethembekile ( reliable information).Ukwenza i “research” eqondene nalokho umuntu ahlose ukukuzuza ekuthuthukisweni komphakathi kuyengokuthi siwusiza kuphi umphakathi eg

Socio – economic Development,

Spiritual Development,

Physical Development,

Psychological Development

3. Ukwenza izincomo ze-“S.M.A.R.T.”

(i) Eziqondile (  Specific recommendations )

(ii ) Ezilinganisekayo , Measurable Recommendations )

Ezifinyelelekayo, Ezifanele, Nezinesikhathi). [1, 2, 3, 4]

 , gathering credible data, and making actionable, “S.M.A.R.T.” (Specific, Measurable, Achievable, Relevant, and Time-bound) recommendations. [1, 2, 3, 4]

Leave a comment